Umalusi uthi ukhathazekile ngokushoda kwabasebenzi abazoqapha nokumaka izivivinyo zikamatikuletsheni zeNational Senior Certificate. Lenhlangano eqinisekisa izinga lezivivinyo ithi lokhu kuphawulwe njengenkinga ekhulayo njengoba uMnyango wezeMfundo eyisiSekelo uqhubeka nokubhekana nezinselelo ezihlobene nokwehliswa kwesabelomali. Kuyaqondakala…
SEYEDLULE KU-21 BILLION IMALI ESIKHOKHELWE OHLELWENI LWAMABHODWE AMABILI KULELI
Bangaphezu kwesigidi abantu asebefake izicelo zokukhipha izimali zabo selokhu kwaqalwa uhlelo lokuthatha izimali zempesheni isikhathi singakafiki olwaziwa ngokuthi yiTwo Pot System. Lolu hlelo oluvumela abantu baseNingizimu Afrika ukuthi bathole ingxenye yesikhwama sabo…
UZOVELA ENKANTOLO UMLISA OTHOLWE NENSANGU IGCWELE PHAMA EVENINI
Umsolwa oneminyaka engu-38 ubudala uzovela enkantolo maduze ngemuva kokuboshelwa ukushushumbisa insangu ngokungekho emthethweni. Ukuboshwa kwenzeke ngemuva kokulunywa indlebe kwamaphoyisa ngoLwesine, 10 October 2024, ngabo-16:00. Lolu lwazi lubikele amaphoyisa ngemoto yohlobo lweToyota Hilux…
BAZIBOPHEZELE NGOKULANDELA IMITHETHO YOMNYANGO ABAFUNDI BAKAMATIKULETSHENI BASE UITVAL
Abafundi bezikole ezahlukene zasendaweni yase-Uitval eMnambithi bazibophezele ngokuziphatha uma sekuqala ukubhala izivivinyo zokuphela konyaka. Inhlangano engenzi nzuzo ebizwa ngeNgamandlethu Foundation ibihlele umkhuleko wabafundi bezikole ezahlukene endaweni yase-Uitval. UMnuz Dumisani Mabele ongumqondisi wale…
KUBANJWE ILOLI EBELITHWELE INSANGU ENGABIZA R4.7 MILLION
Amaphoyisa aseMpumalanga ashaqe insangu engabiza u-R4.7 million elolini ku-N12 ngaseDelmas. Esebenza ngokobunhloli beTrilateral Planning Cell (TPC), amaphoyisa avimbe iloli, ebelisuka eSwatini libheke eGoli. Lo mkhankaso ubuhlanganisa iDelmas SAPS, Middelburg K9, Middelburg Flying…
UHULUMENI UKWELETA IZINKAMPANI EZIQAPHA IZIKHULU ZIKAHULUMENI ISAMBA SIKA R360 MILLION
IRise Mzansi isizwakalise ukukhathazeka ngesikweletu sika-R360 million sokusebenza isikhathi esengeziwe sokuhlinzekwa kwezinsiza zokuvikela i-VIP ezinikezwa ongqongqoshe namaphini ongqongqoshe eminyakeni emibili edlule. Lezi zindleko kulindeleke ukuthi zenyuke ngenxa yekhabhinethi enkulu ngaphansi kukahulumeni wobumbano…
UZOVELA ENKANTOLO MADUZE OGWAZE ABASEBENZI BASECAPITEC EMPANGENI
UZOVELA enkantolo maduze owesilisa osolwa ngokugwaza abulale umsebenzi wasebhange eMpangeni.Kukholakala ukuthi umsolwa ubefuna ukweqa ulayini egatsheni ngoLwesithathu kodwa watshelwa yisisebenzi ukuthi ame ngemuva kolayini. Ngokusobala wahamba, wabuya ngemva kwesikhashana esephethe ummese. Okhulumela…
UNGQONGQOSHE UTHI KUMELE ABANTU BAQAPHELE UKUTHI ABHALISIWE YINI AMATUCK SHOP ABATHENGA KUWO
UNgqongqoshe eHhovisi likaMengameli uMnuz Khumbudzo Ntshavheni uthe abantu kumele babheke ukuthi izipaza zibhalisiwe yini ukuthi ziqhube amabhizinisi abo. Ubekhuluma esithangamini seKhabhinethi ngemuva kokwethulwa kwezikhalazo mayelana nezokuphepha ezidalwe ngokushona kwezingane ezinhlanu okusolakala ukuthi…
ABAFUNDI ABANGU 70 BAPHUTHUNYISWE ESIBHEDLELA EMVA KOKUDLA USHEVU
Bangaphezu kuka-70 abafundi bakamatikuletsheni baseGauteng abaphuthunyiswe esibhedlela ngezinsolo zokuthi badle ushevu. UMnyango wezeMpilo esifundazweni uthi abafundi bezikole ezahlukene zaseWest Rand bebese Fochville Secondary School ngoLwesine lapho bebehlangene khona ngenhloso yokuzocobelelwa ngolwazi njengoba…
KUZOQINISWA EZOKUPHEPHA EZINDAWENI ZOKUBHALELA UMATIKULETSHENI E-KZN
Ziqinisiwe ezokuphepha ezikhungweni zezivivinyo ezahlukene eKZN ukuze kuqedwe ukukopela. UNgqongqoshe wezeMfundo uMnuz Sipho Hlomuka uthi sebehlonze futhi bazoqapha izindawo ezingu-114 okuzobhalela kuzo izivivinyo, kanti uMgungundlovu, Pinetown kanye noMkhanyakude kuhamba phambili ohlwini. Ekhuluma…
KUBOSHWE IPHOYISA NGELOKUBULALA ABAYISITHUPHA NGENHLOSO YOKUZUZA KUMSHWALENSE
UKhomishana kaZwelonke wamaPhoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS), uGeneral Fannie Masemola ukwamukele ukuboshwa kukaSergeant oneminyaka engu-43 ubudala osebenzela esiteshini samaphoyisa eLimpopo. Lo Sayitsheni obesemsebenzini uboshwe kulandela uphenyo olude lukaCaptain Keshi Mabunda ngezinsolo zokuthi ubehlomula…
ANGAHLE ANGABONAKALALI EMDLALWENI OLANDELAYO WAMAKHOSI UGASTON SIRINO
IKaizer Chiefs ikhathazekile ngokuthi angase angadlali uGaston Sirino emdlalweni olandelayo weBetway Premiership bedlala neSuperSport United. Lokhu kuvele ngesikhathi ikilabhu inikeza izindaba mayelana nesimo sabadlali sokulungela ukudla emva kwesikhathi sekhefu lomdlalo weMTN8 final…