Siyabonga ngokuba ngumfundi oqavile waleliphephandaba, Happy April Fool’s Day!!!
UHLABISA UMEMEZELE R1.4 BILLION WOMASPALA ABABHEKANE NENHLEKELELE YEZIKHUKHULA
UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana, uMnuz Velenkosini Hlabisa, usememezele u-R1.4 billion wesikhwama sokusiza ezindaweni ezikhahlamezwe yizikhukhula ezifundazweni ezinhlanu. Le mali izosiza omasipala abangu-60 KwaZulu-Natal, Eastern Cape, Free State, Mpumalanga naseLimpopo. Ekhuluma esithangamini nabezindaba ngoMsombuluko,…
UHULUMENI UPHIKA IZINSOLO ZETULO LOKUZAMA UKUBHECA IPHINI LIKAMENGAMELI NGECALA
UMnyango wezoBulungiswa kanye neNational Prosecuting Authority (NPA) uzichithile izinsolo zokwakhelwa uzungu iPhini likaMengameli uPaul Mashatile, wabiza umbiko wakamuva weSunday World ngezindaba ezingelona iqiniso. Lo mbhalo usola ongqongqoshe ababili kanye nesikhulu se-NPA ngokuthi…
USAGCWELE AMATHAFA UTHISHA ODLWENGULE EPHINDELELA UMFUNDI(13)
Amaphoyisa aseLimpopo aphume umkhankaso wokuthungatha uthisha oneminyaka engu-58 ubudala osolwa ngokudlwengula ephindelela umfundi oneminyaka engu-13 kusukela ngoNovemba 2024. Lezi zindaba zivele ngemumva kokuthi umtwana etshele omunye wothisha ngalesi senzo salothisha okuthiwa waqala…
UZUMA UZOKHULUMA ENGQUNGQUTHELENI YE-BRICS NAMUHLA
Lowo owayenguMengameli wezwe uJacob Zuma uzokhuluma engqungqutheleni yeBRICS yokutshalwa kwezimali kwezolimo kanye nezohwebo eThekwini Lowo owayenguMongameli waseNingizimu Afrika u-Jacob Zuma uzokhuluma nabazothamela umcimbi namuhla, mhla zingama-29 kuNdasa, 2025, eNgqungqutheleni ye-BRICS+ Agriculture Investment…
WAYEKHISHWE NGOSHWELE EJELE OSOLWA NGOKUBULALA INDODAKAZI YOWE-EFF
Isigebengu esiyingozi, uRassie Nkuna, udedelwe ngoshwele yize ebenamacala amabi—wathi ephuma nje ejele wabulala abanye abantu abayisithupha kubandakanya nalowo owayeyintombi yakhe. UNkuna, osedonsa udilikajele ngecala lokubulala uPretty Mazibuko nodadewabo uMarcia ngo-2022, ubhekene necala…
UGWAZE WABULALA UNINA NOMFOWABO OBEKHISHWE NGEBHEYILI
Icala elibhekene no-Ahban Pillay, 38, osolwa ngokugwaza abulale unina nomfowabo eRandburg, lihlehliselwe u-Ephreli 3 ukuze kulalelwe ibheyili. UPillay uvele kafushane eNkantolo yeMantshi yaseRandburg ngoLwesine kodwa wanikezwa ithuba lokubonisana nommeli wakhe. Usolwa ngokubulala…
UKUNGASEBENZI KWE-LABOLATORY YAMAPHOYISA KULELI KUDALA UKUPHAZAMISEKA KOKUPHENYWA KWAMACALA
AMAPHOYISA aKwaZulu-Natal (KZN) athi ukuphenywa kwamacala kubhekene nokubambezeleka ngenxa yokuthi isikhungo socwaningo lwesifundazwe okuyosona kuphela ebesisebenza singekho esimeni sokusebenza. Indawo yokusebenzela yonakale kakhulu ngesikhathi kunezikhukhula ngo-2016, kwaphoqeleka ukuthi amaphoyisa athumele ubufakazi ezindaweni…
I-AFRIFORUM ISOLE AMAJAJI NGOKUCHEMA NABAMNYAMA IPHINDE IKHALA NGAPHANSI KOLUKAMALEMA
Inhlangano yabamhlophe i-Afriforum lisole amajaji ngokusebenzisa imibono yawo ukuze ahumushe uMthethosisekelo. Lokhu kuza ngemuva kokuthi iNkantolo yoMthethosisekelo isichithile isicelo se-Afriforum ecaleni elimayelana neculo ebelibhekene noholi we-EFF ngokucula iculo elithi “Dubul’ibhunu.” I-Afriforum iveze…
UMYENI KADOKOTELA WODUMO LWAMA-MERCEDES BENZ UNQABA UKWAMUKELA IDIVOSI
UDkt Celiwe Dada usephumele obala ngesehlukaniso sakhe esinzima, wadalula ukuthi umyeni wakhe ongowokudabuka eNigeria uyanqaba ukwehlukana kuze kube uthola ubuzwe baseNingizimu Afrika. Uthi umshado awumsizanga ngalutho futhi uyagcizelela ukuthi kufanele amsize ngobuzwe…
AMANZI KUMELE APHUME EMPOMPINI HHAYI UKUTHI AHANJISWE NGAMALOLI – RAMAPHOSA
Midrand – UMengameli uCyril Ramaphosa ukugxekile ukuxhashazwa kwenkinga yamanzi eNingizimu Afrika, esola amabhizinisi athile ngokucekela phansi ingqalasizinda ukuze azuze ezinhlelweni zokuthutha amanzi. Ekhuluma e-Water and Sanitation Indaba eMidrand ngoLwesine, umemezele ukuthi “asikho…
USHIVHAMBU UBATHATHA NJENGAMAGWALA LABO ABALWA NAYE EKUSITHEKENI
IQEMBU loMkhonto Wesizwe (MK) libukeka libhekene nezinxushunxushu zangaphakathi, ikakhulukazi KwaZulu-Natal, lapho amanye amalungu ephumele obala ngokungeneliseki ngoNobhala Jikelele uFloyd Shivhambu. Nokho, uShivhambu ukuchithile ukuthi kunezi nxushunxushu ngaphakathi wabiza laba abamgxekayo “njengamagwala asaba…