Ngyabingelela Mhleli Ngingowesifazane owatetela esibhedlela saseMnambithi ngonyaka othile ngalinyalelwa umtwana ngenxa yobudedengu bamanesi Ngadischarger(wa) ngibengihelwa kwathiwa anginalutho. Ngahlala emabhentshini ngsaba ukuya ekhaya ngoba ngizwa ukth ngiyagula. Akuphelanga mahora angakanani ngaphiswa itoilet mangfika…
Category: Imibono Yabafundi
IMIBONO YABAFUNDI: NGIKHATHAZEKILE NGOKUNGCOLA KWALERENKE YASEMNAMBITHI
Mhleli Ngibhala lencwadi Njengesakhamuzi saseMnambithi esikhathazekile kakhulu ngendlela ekugcole ngayo lapha kuleRenke yamatekisi esedolobheni uMnambithi okuma kuyo amatekisi aya eZakheni, Steadville kanye nezinye izindawo maqondana nesitolo sakwaMackson’s. Indlela osomabhizinisi abasebenzela kuleyarenke abangamanuku…
IMIBONO YABAFUNDI: SINENKINGA YABANTWANA ASEBEMISWE AMASONTO AMANE ESIKOLENI INTATHAKUSA SECONDARY
Mhleli, ngingomunye wabazali bezingane ezifunda eNtathakusa Secondary School eseWinterton eBergville okhathazekile. Manje sinenkinga la izingane zalwa esikoleni othisha bazixosha zihleli emakhaya sekuphele amaviki amane. Silokhu sibizwa singabazali ukuzothetha icala kodwa njalo alithethwa…
IMIBONO YABAFUNDI: SICELA UMASPALA I-ALFRED DUMA UNGENELELE KUNGAZE KULIMALE IZINGANE EMBULWANE
MHLELI siwumphakathi wase Mnambithi endaweni esiyakhele, sinesicelo lapha nesifiso ukuba uMasipala wethu Alfred Duma Local Municipality ubambisane nekhansela usisize ngokwakhiwa kabusha kwebhuloho lalapha eMbulwane. Lelibhuloho liphumela emathuneni nokuyilapho umphakathi ufihla khona amalunga…