Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

IMIBONO YABAFUNDI: SICELA UMASPALA I-ALFRED DUMA UNGENELELE KUNGAZE KULIMALE IZINGANE EMBULWANE

Posted on 21 February 2024

MHLELI siwumphakathi wase Mnambithi endaweni esiyakhele, sinesicelo lapha nesifiso ukuba uMasipala wethu Alfred Duma Local Municipality ubambisane nekhansela usisize ngokwakhiwa kabusha kwebhuloho lalapha eMbulwane.

Lelibhuloho liphumela emathuneni nokuyilapho umphakathi ufihla khona amalunga emindeni njalo ngezimpelasonto. Lokhu sekuze kwabeka izingane ezifundayo ezihlala phesheya endawe yase-Acaciaville abafunda ezikolweni ezinganeno Tsakane nase Steadville, okubalwa kuzo iSilindokuhle Secondary School, kanye nabasebenzi abawela khona kuleli bhuloho abalisebenzisa ukuya nokubuya ematohweni.

Ngiyisakhamuzi sakhona endaweni kepha isimo engisibonayo asisihle neze njengoba kunamalungu omphakathi aseze azakhela indlela yokuwela kulo leli bhuloho kwayona enobungozi. Ngingajabula uma isicelo singasheshe sifinyilele ezindlebeni ezifanele.

Umuntu ungumunntu ngabantu ngyabonga.

Obhalile nguBONGINKOSI ZWANE(Embulwane)

Recent Posts

  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO
  • KUNCONYWA OWESIFAZANE OQHAMUKE NENDLELA ENTSHA YOKUGUQULA INDLE IBE WUMQUBA
  • USHAQEKILE UMPHAKATHI WASEROSBOM KUNTSHONTSHWA UMTWANA(1) ENDLINI KUBO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme