Abawuvali umlomo abantu ngesenzo sikathisha ovele kwezokuxhumana ephethe umntwana womfundi ukuze akhone ukubhala izivivinyo zakhe. UNtethe Manyoni odabuka eBergville eWoodford ofundisa iHistory kwa grade10-12 esikoleni iDaspoort Secondary ePretoria uphenduke isilomo wawina izinhliziyo…
Category: Ezingejwayelekile
INDODA YOKUQALA UKUFAKELWA IZINSO ZENGULUBE ISHONILE EMVA KOKUPHILA IZINYANGA EZIMBILI
Owesilisa obe ngowokuqala ukufakelwa izinso zengulube ushone cishe ezinyangeni ezimbili ngemuva kokufakelwa. URichard “Rick” Slayman, 62, uthole ukufakelwa izinso yengulube eyashintshwa ngofuzo ngesikhathi ehlinzwa amahora amane ngoMashi 16. Ithimba labahlinzekiwe esibhedlela esitatimendeni…
KUNGAHLE KWETHULWE IKHADI ELILUHLAZA EBHOLENI LEZINYAWO
I-International Football Association Board (IFAB) izomemezela ukwethulwa kwekhadi elisha eliluhlaza njengengxenye yokuhlolwa kwemigomo emisha ebholeni elikhokhelwayo, imithombo iqinisekise kwabezindaba izolo. Izindaba zamakhadi aluhlaza zabikwa okokuqala yiphephandaba laphesheya kwezilwandle i-The Telegraph. Lelikhadi eliluhlaza…
ISIXOSHIWE INTOKAZI EBONAKALE IZITHOKOZISA NGOCANSI NGOMFANISWANO WASE-SPAR
Usexoshiwe owesifazane obonakala kwiVideo ezijabulisa ngomuno egqoke inyumfomu yasemsebenzini. Intokazi esencane yasesifundazweni saseLimpopo eThohoyandou izithole ikwenkulu inkinga ngesikhathi kuputshuka ivideo Yayo izithokozisa ngocansi lokuzenza igqoke ihembe laseSpar. Levideo isabalale ezinkundleni zokuxhumana namuhla…
EZINGEJWAYELEKILE: UTHOLE IBHEYILI UMLISA OWADLWENGULA IMBUZI ELIMPOPO
LIHLEHLILE icala elibhekene noMnuz Mohale Sipho Moropana (20) osolwa ngokudlwengula imbuzi. UMoropana waseGa-Seaphole eLimpopo, udedelwe ngebheyili eNkantolo yeMantshi yaseMogalakwena ngoLwesithathu, 3 Januwari. Lesi sigameko esishaqisayo senzeke ngoMsombuluko, mhla lulunye kuMasingana lapho uMoropana…
ISIMANGA IZITHANDANI ZIBOPHA IFINDO ESIBHEDLELA
Baqinisile abathi lapho kukhona uthando nendlela ikhona, uGodfrey Maboi, noPaulinah Mogale, benze okungajwayelekile benza izifungo emcimbini womshado obusesibhedlela iFar East Rand Hospital eGoli. Uhambo lwabo oluya emshadweni lwashintsha ngendlela abingalindelekile ngesikhathi kwenzeka…
UZOPHINDE AVELE KULELIVIKI ENKANTOLO OWESIMAME OBULALE ABANTWANA BAKHE NGENXA YOMSHUWALENSE
Uzophinde avele enkantolo ngolweSihlanu kulo leliviki owesifazane wasesifundazweni saseNorth West endaweni yaseMabatho osolakala ecaleni lokubulala amalungu omndeni wakhe amahlanu okubalwa kuwo nabantwana bakhe abazalayo kanye nomyeni efuna ukuthola imali yomshuwalense. u-Agnes Segomotsi…
ISIHLUKU UMLISA EBHOKODA OMUNYE NGOMBESE ABANTU BEBUKA
Abakakholwa namanje yinto abayibonile abasebenzi basemayini iSibanye Still Water eRandburg eGoli izolo. Amavideo kanje nezithombe ezinyantisayo zisabalale ezinkundleni zokuxhumana izolo zikhombisa umlisa mumbe ebhokoda omunye ngombese phambi kwabantu emini kwa bha. Kulevideo…
ISIZIVALELE ENDLINI IMINYAKA ENGU-56 INSIZWA ESABA ABANTU BESIFAZANE
Isiphila ngempela isisho esisha esithi, “emva kokwesaba uNkulunkulu, saba abantu besifazane” insizwa yasezweni laseRuanda. Lensizwa ogama layo nguCallitxe Nzamwita edabuka enhla neRuanda esifundeni esaziwa nge Nothern Province endaweni yaseMusanze, isichithe iminyaka engaphezu kwamashumi…