UMnyango Wezobudlelwano Namazwe Ngamazwe Nokubambisana ukhiphe iseluleko sezokuvakasha eMozambique ehlaselwe imibhikisho. UChrispin Phiri walo mnyango uthi ngenxa yesimo sezokuphepha esikhona eMozambique, uMnyango ukhuthaze bonke abantu baseNingizimu Afrika ukuthi bahlehlise ukuhambela okungabalulekile kuleliyazwe…
Category: Ezamanye Amazwe
INDODAKAZI KAZUMA ISINE NGOKUSEMTHETHWENI EMCIMBINI WESETHEMBISO NONKOSI UMSWATI
Indodakazi yowayengumengameli waseNingizimu Afrika uJacob Zuma ibiphakathi kwamakhulu abesifazane namantombazane abesinela inkosi yase-Eswatini emcimbini wesintu ngoMsombuluko, eqinisekisa ukuthi usethembisene umshado neNgonyama. UNomcebo Zuma, 21, ubephakathi kwabantu abangu-5 000 abavela kulo mbuso omncane…
ISIFO IMONKEY POX SESIFAKWE NGAPHANSI KWEZIMO EZIPHUTHUMAYO
Inhlangano yezempilo ye-African Union, i-Africa Centres for Disease Control and Prevention (Africa CDC), imemezele isimo esiphuthumayo sezempilo yomphakathi ngoLwesibili ngenxa yokubhebhetheka kwesifo esiqubukayo ezwenikazi lonke. Lokhu kuphawula ukusetshenziswa kokuqala kwamandla ezokuphepha ezwekazi…
SESIFINYELELE KU 260 ISIBALO SABASHONE KUBIHLIKA UMHLABA EZWENI LASE-ETHIOPIA
Isibalo sabashonile ngenxa yokubihlika kwenhlabathi e-Ethiopia ekuqaleni kwaleli sonto sesinyuke safinyelela ku-261 kanti kulindeleke ukuthi sicishe siphindeke kabili, kusho iHhovisi leNhlangano Yezizwe Ezihlangene Lokuxhumanisa Izindaba Zobuntu (UNOCHA) ngoLwesine. Izimvula ezinamandla zidale ukubihlika…
URAMAPHOSA UFISELE UTRUMP UKWELULAMA NGOKUSHESHA
UMengameli uCyril Ramaphosa usegxekile izinsolo zokuzama ukubulala owayenguMengameli waseMelika uDonald Trump. UTrump, ongenele ukhetho kabusha njengoMengameli, ulimale endlebeni ngesikhathi ethula inkulumo yakhe emhlanganweni obuseButler, ePennsylvania ngoMgqibelo. Okungenani kushone oyedwa kwalimala ababili ngesikhathi…
AZOBUYISWA EKHAYA AMASOSHA AKULELI ABULAWE E-DRC
Umbutho wezokuvikela kuleli iSouth African National Defence Force (SANDF) uthi ayaqhubeka amalungiselelo okubuyisela ekhaya amasosha amabili abulawa emkhankasweni wezempi e-DRC. Abanye abangu-20 balimele balaliswa esibhedlela nokho abane kubona bathole imihuzuko ebucayi. Okaputeni…
ICELA USIZO IMINDENI YONJINIYEL BAKULELI ABABOSHELWE IZIDAKAMIZWA EZWENI LASE-EQUITORIAL GUINEA
Izithandwa zonjiniyela ababili baseNingizimu Afrika abagcinwe e-Equatorial Guinea badlulisele incwadi yezikhalazo ePhalamende Lamazwe Ase-Afrika. I-PAP, okuyinhlangano yezomthetho ye-African Union, ibambe umhlangano wayo wesithathu owejwayelekile eMidrand ngoMsombuluko ntambama. UPeter Huxham noFrik Potgieter baboshwe…
IYAQALA NAMUHLA IMIDLALO YE EURO 2024
Osokhaya okuyi Germany iyona ezovula namuhla kusihlwa njengoba owokuqala Umdlalo uzodlalelwa eMunich football Arena Stadium ngo 21:00 Germany vs Scotland 15/06/24Group AHungary Vs Switzerland 15:00 Group BSpain Vs Croatia 18:00Italy Vs Albania…
KUFE ISOTSHA LAKULELI KWALIMAMALA ANGU 13 E-DRC IBAMBENE NAMAVUKELA MBUSO
ISouth African National Defence Force (SANDF) ithi kushone isosha elilodwa lakuleli kwalimala angu-13 eDemocratic Republic of Congo (DRC). Kuyaqondakala ukuthi kube nokubambana ngezihluthu namalungu eqembu lamavukelambuso i-M23 ngoLwesine eSake, empumalanga ye-DRC. I-SANDF…
KUBOSHWE ABAKWAGUPTA ABABILI E-INDIA
UNgqongqoshe wezoBulungiswa uRonald Lamola ukuqinisekisile ukuboshwa kwamalungu amabili omndeni wakwaGupta eNdiya. Uthe uhulumeni uxhumene nokhomishana omkhulu waseNew Delhi ukuthola omazisi babasolwa. Nokho uLamola ukubeke kwacaca ukuthi laba ababoshiwe akuyena u-Atul no-Ajay Gupta…
BAPHUME NGOBUNINGI UKUYOVOTA ABAZINZE PHESHEYA KWEZILWANDLE
. Njengoba abahlali bakuleli bebheke okhethweni oluzoba ngomhlaka 29 kwephezulu, labo bakuleli abazinze phesheya kwezilwandle ababhalisela ukuvota belapho bekhona sebevotile njengoba lempelasonto bekusikhathi sabo sokuba bavotele amaqembu abahamba nawo. Bangaphezulu kuka 70…
INDODA YOKUQALA UKUFAKELWA IZINSO ZENGULUBE ISHONILE EMVA KOKUPHILA IZINYANGA EZIMBILI
Owesilisa obe ngowokuqala ukufakelwa izinso zengulube ushone cishe ezinyangeni ezimbili ngemuva kokufakelwa. URichard “Rick” Slayman, 62, uthole ukufakelwa izinso yengulube eyashintshwa ngofuzo ngesikhathi ehlinzwa amahora amane ngoMashi 16. Ithimba labahlinzekiwe esibhedlela esitatimendeni…