Bangaphezu kuka-90 abantu abashonile ngesikhathi isikebhe ebesiminyene sicwila ogwini olusenyakatho neMozambique, kusho iziphathimandla zendawo ngeSonto. Isikebhe esiguquliwe sokudoba, esithwele abantu ababalelwa ku-130, singene enkingeni ngesikhathi sizama ukufika esiqhingini esiseduze nesifundazwe saseNampula, kusho…
Category: Ezamanye Amazwe
IYAQALA KUSASA UKUSEBENZA IMALI ENTSHA YASEZIMBABWE
IZimbabwe isimemezele ukwethula imali entsha ebizwa ngokuthi yiZimbabwe Gold (ZiG) ezoqala ukusebenza kusukela ngeviki elizayo ngoMsombuluko kulandela ukubhidlika kwedola leZimbabwe. Usibalukhulu webhanga elikhulu lezwe iReserve Bank of Zimbabwe uMnu John Mushayavanhu uthi…
IBUYISWE EKHAYA INGANE YAKULELI EZALELWE EZWENI LASE -SENEGAL LAPHO KUBOSHWE KHONA UNINA
Ugogo wase-Eastern Cape kulindeleke ukuthi ahlangane nomzukulu wakhe oneminyaka emibili owazalwa ejele eNtshonalanga Afrika okokuqala ngqa ezinsukwini ezizayo. UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ubuyisele usana eNingizimu Afrika lusuka ejele laseSenegal lapho kuboshwe khona unina…
KUTHUNJWE ABAFUNDI ABANGAPHEZU KUKA 250 ENIGERIA
UMengameli wase-Nigeria u-Bola Ahmed Tinubu ngoLwesihlanu uthumele amasosha ukuba ayohlenga abafundi abangaphezu kuka-250 abathunjwe oshayasibhamu esikoleni esisenyakatho-ntshonalanga yezwe esigamekweni sokuthunjwa kwabantu abaningi kakhulu eminyakeni emithathu. Ukuhlasela kombuso waseKaduna bekungokwesibili ukuthunjwa kwabantu abaningi…
SEKUDLULE ABANTU ABANGAPHEZU KUKA 700 EZAMBIA NGENXA YESIFO SECHOLERA
Njengoba ezinye izingxenye zezwekazi zilwisana nesifo weCholera, inhlanganiso elwela amalungelo abantu iDoctors Without Borders isithumele ithimba eZambia ukuyancedisa abezempilo kuleliyalizwe. IZambia ibhekene nenkinga yokubheduka kwalesi sifo kusukela ngo-Okthoba nyakenye, kanti cishe abantu…
KUFE AMASOTSHA AMABILI AKULELI E-DEMOCRATIC REPUBLIC OF CONGO
Amasosha amabili aseNingizimu Afrika ashone kwalimala amathathu eDemocratic Republic of Congo (DRC) ngesikhathi kuqhunyiswa ibhomu enkambini yeSouth African National Defence Force (SANDF) ngabo-1:30 ntambama ngoLwesithathu. Okhulumela iSANDF uSiphiwe Dlamini uveze lezi zindaba….
SEBEZIHLOMULELE NGOMHLABA ABADLALI BEZWE LASE NIGERIA NGOKUFIKA KWABO KWI FINAL YE AFCON
Umongameli wezwe lase Nigeria uMnu Bola Ahmed Tinubu, wenze okungajwayelekile kulokhu kubafana bakhe abebedlala imidlalo ye African cup of nations (afcon) ebibanjelwe ezweni lase Ivory Coast njengoba ebabizele ekhaya elikhulu Elise Abuja…