Ngonyaka ozayo intaka ibekelwe amazolo futhi kuleli lengabadi njengoba sibheke okhethweni lukazwelonke lesishiyagalombili selokhu kwabusa umbuso wentando yeningi. Noma selithe ukwehla igidigidi nomfutho wokuvota kuleli uma kuqhathaniswa nezinketho zokuqala zentando yeningi, kodwa…
Category: Ngisho NgeData Lami
Ingosi nguMsuthu Zungu
IMIBONO | SIFUNDISWA NGAMASELESELE BESE SIBIZWA NGAMAVILA
Kulelisonto ngithe ngizihambela lapha ezinkundleni zokuxhumana ngehla ngenyuka ngoba phela iDATA yinto ekhona, ngazithela kwizithombe ezingenze ngazibuza imibuzo eminingi ngezinga lezemfundo lalapha eNingizimu Africa. Lezi zithombe bezikhombisa abafundi bakwamanye amazwe ase-Afrika abasesemazingeni…
IMIBONO| BAHUBHUZA AMANGA ABANTU EZINKUNDLENI ZOKUXHUMANA
Ngethemba ukuthi sonke silubonile udaba olungundaba mlonyeni kulezi zinsuku lukadokotela mbumbulu woduma lukaTik tok osanda kubanjwa ukuthi akakaze nakanye aqeqeshelwe lomsebenzi kodwa ubelapha inqwaba yabantu abamlandelayo ezinkundleni zokuxhumana. Uma kungukuthi lukweqile loludaba…
IMIBONO | SIVUMELANI ABELUNGU BASIDLISE USHEVU
Ukuvukelwa kwemibuso emazweni amaningi asentshonalanga naphkaphakathi nezwekaza i-Afrika kumele kube yisibani esikhanyisela wonke amazwe ase-Afrika ukuthi akuyona yonke into esifundiswa yona yaseNtshonalanga okufanele siyifunde. Ezinyangeni ezimbalwa ezedlule, iBurkina Faso, iGuinea, iSudan kanye…
IMIBONO | SEKWABA YIMFASHINI NJE UKUBA NGAMAZULU NGOMANDULO
Kuyihlazo eliwedlula onke loku okwezeka kuthina bantu abamnyama ikakhulukazi kuleli lengabadi. ngiyazi ukuthi ngizonyathela amakhona abantu abaningi ngaloludaba engizokhuluma ngalo namuhla, pho-ke nginandabani ngoba ngisho ngeData Lami!Lensambatheka esafunzwa yona uhulumeni nabamhlophe esingene…