Utshwala buyingxenye evamile yokuphila komphakathi, kodwa bungathinta impilo yobulili yamadoda ngezindlela ezibucayi. Ukuqonda lokhu kuxhumana kubalulekile ekwenzeni izinqumo ezinempilo. Ukuphuza utshwala obuncane, njengesiphuzo esisodwa noma ezimbili, kungase kwenze amanye amadoda azizwe enokuzethemba…
Category: Izindaba Zomphakathi
ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO
Ubufakazi bolibofuzo obethulwe ecaleni lokubulala uSenzo Meyiwa buhlulekile ukuhlanganisa abasolwa abahlanu nokwenzeka endaweni yesigameko. Umhlaziyi we-forensic uveze ukuthi ulibofuzo olwaqoqwa esigqokweni esitholwe endaweni yesigameko alufani namunye kubasolwa. Ngaphezu kwalokho, amasampula olibofuzo athathwe…
KUNCONYWA OWESIFAZANE OQHAMUKE NENDLELA ENTSHA YOKUGUQULA INDLE IBE WUMQUBA
USinikiwe Khumalo, othweswe iziqu eNyuvesi yaKwaZulu-Natal, useqhamuke indlela entsha yokuguqula indle yabantu ibe umquba ophephile futhi unemsoco odingwa yizitshalo. Ucwaningo lwakhe lugxile ekuhlanganiseni ndawonye udaka lwendle oluchithiwe nemfucuza yasengadini, ukuphambukisa ngempumelelo amathani…
USHAQEKILE UMPHAKATHI WASEROSBOM KUNTSHONTSHWA UMTWANA(1) ENDLINI KUBO
Usashaqekile umphakathi wase-Goodhope, endaweni yase-Roosboom ngengane yentombazane elinganiselwa eminyakeni owodwa okubikwa ukuthi ilahleke izolo ebusuku. Ngokusho komthombo osondelene nomama wengane okukholakala ukuthi iyiwele, izolo ngezuthuba zehora lesishiyagololunye kungene umuntu endlini umama wengane…
I-NPA IZOQHUBEKA NOKUDLULISA OLUKA-OMOTOSO NOMA ESESHAYE WACHITHA KULELI
INational Prosecuting Authority (NPA) isikuqinisekisile ukuthi izoqhubeka nokuphikisa isinqumo sokuhoxiswa kwamacala kwamacala kaTimothy Omotoso, nakuba efulathele iNingizimu Afrika ngeSonto, 18 May. U-Omotoso, ongumfundisi ongundabamlonyeni, ulifulathele leli ngesikhathi kusaqulwa icala. Kodwa-ke, i-NPA ithe…
KUBUYE ITHEMBA IPOSI LAKULELI LIXHASWA NGO-R381 MILLION
Ihhovisi Leposi laseNingizimu Afrika lithole uxhaso lwezimali eziyizigidi ezingama-R381 ngesivumelwano neSikhwama Somshwalense Wabangasebenzi, okuhloswe ngaso ukusindisa imisebenzi ecishe ibe yizi-6 000 ezinyangeni eziyisithupha ezizayo. Lokhu kusekelwa kuza ngaphansi kohlelo lweTemporary Employer-Employee Relief…
UVALO NGOKUQUBUKA KODLAME LWEZIPHAZA SHOP KUBULAWA UMCULI ONGUSOMABHIZINISI
Isigameko sakamuva sokubulawa kukaManqoba Ntombela, obengumculi owaziwayo ophinde abe ngumnikazi wesitolo sespaza eRatanda, eHeidelberg, sesikhuphule ukwesaba ngodlame oluqhubekayo oluhambisana namaqembu aqola abadayisi bendawo. UNtombela, 63, wadutshulwa amahlandla amaningi ehlezi emotweni yakhe emile…
KULINDELEKE IVIKI ELINEZIMVULA NAMAKHAZA EZINGXENYENI EZININGI KULELI
INingizimu Afrika ibhekeNE nokushintsha kakhulu kwesimo sezulu kuleli sonto njengoba kulindeleke ukuthi kuhlasele umsinga obandayo ezweni lonke kusukela ngoMeyi 19 kuya kuMeyi 23. Lesi simo sizoletha umoya onamandla, izimvula ezinamandla, kanye nokwehla…
UGWETSHWE IMINYAKA ENGU-20 EBHADLA EJELE OWESIFAZANE OBULALE INDODAKAZI YAKHE ETHEKWINI
Umama waseThekwini useqalile ukudonsa isigwebo seminyaka engu-20 ngecala lokubulala indodakazi yakhe eneminyaka emithathu. INkantolo eNkulu yaseThekwini igwebe owesifazane, 35, kuleli sonto. Enkantolo, kuvele ukuthi ekuqaleni wanikela ngengane yakhe ukuze ithathwe ikhuliswe ngomunye…
KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
Umphenyi owake wabandakanyeka ecaleni lokubulala uSenzo Meyiwa ube yisisulu sokuphanga kuhlonyiwe nesokuzama ukuthumba eGoli. Ngesikhathi eshayela imoto yombuso eLombardy East, uhlaselwe ngabasolwa ababezama ukumfaka ngenkani ebhuthini yemoto yabo. Ukwazile ukubaleka ngaphandle kokulimala….
KUNTSHONTSHWE AMALAPTOP ANGU-20 ESIKOLENI SESEMNGENI KUNGAKAPHELI NENYANGA EFAKIWE
Ekuseni ngoMeyi 13, 2025, amasela agqekeza eSibongumbovu Combined School, eCedara, KwaZulu-Natal, entshontsha ama-laptop angu-20 endaweni esanda kusungulwa ye-cyber lab yesikole. Ilebhu, eyavulwa enyangeni edlule, yakhelwe ukunikeza abafundi ithuba lokuthola ukufunda icoding, amarobhothi,…
UKHATHAZEKILE UMNDENI WOMLISA OWANYAMALALA EVELA EMSEBENZINI
USiyabonga Mvukuzo, 37, onguMakhenikha waseKempton Park, unyamalale kusukela ngoMeyi 2. Wanyamalala ebuya emsebenzini eRivonia, eGoli. Ukuxhumana kwakhe kokugcina okwaziwayo kwaba wukufonela umngani wakhe ngezithuba zabo-19:00, nalapho athi ubeseduze neKempton Park. Ngemva kwemizuzwana,…