UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana, uMnuz Velenkosini Hlabisa, usememezele u-R1.4 billion wesikhwama sokusiza ezindaweni ezikhahlamezwe yizikhukhula ezifundazweni ezinhlanu. Le mali izosiza omasipala abangu-60 KwaZulu-Natal, Eastern Cape, Free State, Mpumalanga naseLimpopo. Ekhuluma esithangamini nabezindaba ngoMsombuluko,…
Category: Ezepolitiki
UHULUMENI UPHIKA IZINSOLO ZETULO LOKUZAMA UKUBHECA IPHINI LIKAMENGAMELI NGECALA
UMnyango wezoBulungiswa kanye neNational Prosecuting Authority (NPA) uzichithile izinsolo zokwakhelwa uzungu iPhini likaMengameli uPaul Mashatile, wabiza umbiko wakamuva weSunday World ngezindaba ezingelona iqiniso. Lo mbhalo usola ongqongqoshe ababili kanye nesikhulu se-NPA ngokuthi…
UZUMA UZOKHULUMA ENGQUNGQUTHELENI YE-BRICS NAMUHLA
Lowo owayenguMengameli wezwe uJacob Zuma uzokhuluma engqungqutheleni yeBRICS yokutshalwa kwezimali kwezolimo kanye nezohwebo eThekwini Lowo owayenguMongameli waseNingizimu Afrika u-Jacob Zuma uzokhuluma nabazothamela umcimbi namuhla, mhla zingama-29 kuNdasa, 2025, eNgqungqutheleni ye-BRICS+ Agriculture Investment…
AMANZI KUMELE APHUME EMPOMPINI HHAYI UKUTHI AHANJISWE NGAMALOLI – RAMAPHOSA
Midrand – UMengameli uCyril Ramaphosa ukugxekile ukuxhashazwa kwenkinga yamanzi eNingizimu Afrika, esola amabhizinisi athile ngokucekela phansi ingqalasizinda ukuze azuze ezinhlelweni zokuthutha amanzi. Ekhuluma e-Water and Sanitation Indaba eMidrand ngoLwesine, umemezele ukuthi “asikho…
USHIVHAMBU UBATHATHA NJENGAMAGWALA LABO ABALWA NAYE EKUSITHEKENI
IQEMBU loMkhonto Wesizwe (MK) libukeka libhekene nezinxushunxushu zangaphakathi, ikakhulukazi KwaZulu-Natal, lapho amanye amalungu ephumele obala ngokungeneliseki ngoNobhala Jikelele uFloyd Shivhambu. Nokho, uShivhambu ukuchithile ukuthi kunezi nxushunxushu ngaphakathi wabiza laba abamgxekayo “njengamagwala asaba…
KUZOPHENYWA ISIKHULU SEZEMFUNDO OKUTHIWA SIGQOKISA OTHISHA IZIKIBHA ZE-MK NGENKANI ESIKOLENI
KUPHENYWA isisebenzi esiphezulu esikoleni samabanga aphansi iShakaskraal, KwaZulu-Natal, esisolwa ngokusabisa othisha, sibaphoqa ukuthi bagqoke imvunulo ye-MK Party esikoleni noma bazibeke engozini yokulahlekelwa umsebenzi. Iphephandaba lesilungu iTimes Live ibike ukuthi uMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal…
UBUHOLI BAKARAMAPHOSA BUBUTHAKA KAKHULU – MBEKI
Umhlaziyi wezepolitiki, uMnuz Moeletsi Mbeki, usethule amazwi ahlabayo ngobuholi bukaMengameli Cyril Ramaphosa, emchaza njengomengameli we-ANC “obuthaka kakhulu” ohlulekile ukuhlanganisa iqembu lakhe noma ikhabhinethi. Engxoxweni abe nayo ku-podcast SMWX, uMbeki uveze ukuthi ukungakwazi…
KUBEKWE ECELENI 18 BILLION WOKULUNGISA INGQALASIZINDA E-KZN
UNgqongqoshe wezeziMali KwaZulu-Natal, uMnuz Francois Rodgers, wethule isabelomali esigxile kwingqalasizinda yesifundazwe ngoLwesibili, waqondisa ingxenye yesabelo saso ekunakekeleni nasekuthuthukiseni impahla ebalulekile. Isamba esingu-R3 billion sibekelwe ukulungiswa, kanti R3.8 billion izoxhasa amaphrojekthi okuvuselela. Imali…
KUNGENZEKA UKUTHI UBUTHI OBABULALA IZINGANE EZIPHAZA BABUFAKWE NGABOMU – IPHINI LIKANGQONGQOSHE
IPhini likaNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana uMnuz Namane Masemola useveze izinsolo ezishaqisayo zokuthi kungenzeka ukuthi ukufa kwezingane zibulawa ukudla okunegciwane espaza ngo-2024 kwenziwa ngamabomu. Ekhuluma ekomidini lasephalamende elibhekelele izimvume zokuhweba ezinikezwa abantu bakwamanye amazwe,…
URAMAPHOSA WETHEMBISE UKUTHI UHULUMENI UZOTSHALA IMALI ETHE XAXA EKUQHASHWENI KONESI
UMengameli uCyril Ramaphosa ufunge wagomela ukuthi uhulumeni uzokubeka eqhulwini ukuqashwa kwabahlengikazi nodokotela abaningi, njengoba iNingizimu Afrika ibhekene nezinselelo ezinkulu zezimali. Ekhuluma engqungqutheleni yesi-9 yeDemocratic Nursing Organisation of South Africa (DENOSA) eBoksburg, uRamaphosa…
BANGAPHEZU KUKA 20 000 ABANTU ABANYAMALALA BANGATHOLAKALA EMVA KOKUNIKWA IBHEYILI KULELI
Cape Town – UNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu udalule ukuthi abasolwa abangu-16,012 abadedelwe ngebheyili babaleka abangaphinde batholakala kuleli, kanti kusasele nezincwadi ezigunyaza ukuba baboshwe. Lesi sibalo siyingxenye yabantu abangu-20,530 sebebonke abeqa ibheyili banyamalala,…
UHULUMENI WENZA IMIZAMO YOKUVALA ISIKHALA ESIVULWE UKULAXAZWA YIMELIKA – MASHATILE
Durban, KZN – IPhini likaMengameli u-Paul Mashatile usefunge wagomela ukuthi uzosebenzisa izinhlelo eziphuthumayo ngemuva kokuthi i-US inciphise uxhaso lwezempilo olubalulekile, okuhlanganisa nohlelo lwe-PEPFAR lokubhekana ne-HIV, phambilini obeluhlanganisa u-17% wemizamo yokuvikela nokwelapha eNingizimu…