Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

UMCHUNU UGXEKE ISENZO SENKOSI EBOSHELWE UKUNUKUBEZA INTOMBAZANE ENEMINYAKA ENGU-18

Posted on 12 May 2025

UNgqongqoshe wamaPhoyisa, uMnuz Senzo Mchunu, usigxeke kakhulu isigameko sokudlwengulwa kwentombazane eneminyaka engu-18 yiNkosi yendawo eneminyaka engu-54 KwaZulu-Natal, asichaze njengesenzo esibi nesihudulela phansi isimilo nokuziphatha kwabaholi bendabuko.

Lesi sigameko kubikwa ukuthi senzeka mhla zizi-4 kuNhlaba (May) wezi-2025, iNkosi yanika lona wesifazane osemncane ilifti esuka endaweni yaseGqumeni kodwa yamyisa endaweni eyihlane eqhelile lapho kuthiwa wayidlwengula.

Umsolwa waboshwa wavela eNkantolo yeMantshi yaseHlanganani ngoMeyi 9, 2025, wagcinwa esitokisini.

Kulindeleke ukuthi afake isicelo sebheyili ngoMeyi 12, 2025. UMchunu ukugcizelele ukuthi akekho umuntu, noma ngabe ukusiphi isikhundla, okumele avbikelwe ikakhulukazi emacaleni okuhlukunyezwa kwabantu besifazane, wancoma umbutho wamaphoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS) ngokuphendula kwawo ngokushesha.

UMnyango Wezamaphoyisa uphinde uxoxisane noMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu ukubhekana neqhaza labaholi bendabuko ekulweni nalezi zigebengu.

Leave a Reply Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Recent Posts

  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO
  • KUNCONYWA OWESIFAZANE OQHAMUKE NENDLELA ENTSHA YOKUGUQULA INDLE IBE WUMQUBA

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme