Johannesburg – Lowo owayengumsakazi woKhozi FM, uNgizwe Mchunu, uzithole esematheni emva kokukhishwa ngendluzula emcimbini obusesikhumulweni sezindiza saseThekwini, iKing Shaka International Airport, ngoLwesine lapho bekwethulwa khona umfuziselo weNkosi uShaka. Lo mcimbi ubuhanjelwe nguMengameli…
Category: Ezemidlalo
ANGAHLE ANGABONAKALALI EMDLALWENI OLANDELAYO WAMAKHOSI UGASTON SIRINO
IKaizer Chiefs ikhathazekile ngokuthi angase angadlali uGaston Sirino emdlalweni olandelayo weBetway Premiership bedlala neSuperSport United. Lokhu kuvele ngesikhathi ikilabhu inikeza izindaba mayelana nesimo sabadlali sokulungela ukudla emva kwesikhathi sekhefu lomdlalo weMTN8 final…
WAGQUGQUZELWA UMALUME WAKHE OSUNGULE IQEMBU LEBHOLA LOMNQAKISWANO ETHOLENI
Ibonga umalume wayo ngokuba yisibonelo esihle kuyo intokazi esencane esanda kusungula iqembu lebhola lomnqakiswano labantu besifazane abasebancane. UThobile Magudulela wasendaweni yaseTholeni eMnambithi uphenduke undaba mlonyeni ngokuqoqa abantu abasha besifazane abafundise ukudlala ibhola…
ANGAHLE ASHIYE KUPIRATES UZAKHELE LEPASA
Umgadli we-Orlando Pirates, uZakhele Lepasa, kungenzeka ukuthi ajoyine iSuperSport United ngaphambi kokuthi kuvalwe iwindi lokuhwebelana ngoLwesihlanu. ULepasa ubonakala engasatholi ithuba lokudlala ngaphansi komqeqeshi uJose Riviera. Lokhu kulandela ukudedelwa komunye umdlali wePirates, uLesedi…
AMAZULU AVULISWE NGENDUKU EMDLALWENI WAWO WOKUQALA WEBETWAY
AmaZulu FC aqale ngegiya esiphansi kuBetway Premiership ngesizini ka-2024/2025, eshaywa yiPolokwane City ngo-2-1 e-Old Peter Mokaba Stadium ngoMgqibelo ebusuku. Usuthu lulahlekelwe ngamaphuzu amathathu njengoba iPolokwane City iphumelele umdlalo ngomzuzu wokugcina. AmaZulu yiwo…
IYACACA INDLELA EBHEKE EMIDLALWENI YAMA QOQO KWI SUNDOWNS
Mbabane Swallows 0-4 Mamelodi Sundowns Amagoli eSundowns avalelwe phakathi uLucas Ribeiro ovalele amabili, elinye lashawa uLebusa kanti uIqraam Rayners uvalele igoli lakhe lokuqala edlala kwezikaMngqithi. Umlenze wesibili ungesonto elizayo. Lomdlalo uzodlalelwa khona…
UCHIVAVIRO UNETHEMBA LOKUTHI UZOTHOLA ITHUBA LOKUDLALA NGAPHANSI KOMQEQESHI OMUSHA
Umgadli uRanga Chivaviro ukholelwa ukuthi ngokwesekwa ngumqeqeshi uNasreddine Nabi, angabuya athole ifomu elamenza wasayinwa yiKaizer Chiefs evela kuMarumo Gallants ngonyaka odlule. Isizini yakhe yokuqala kwiChiefs ibinzima, njengoba uChivaviro evalele phakathi amagoli amane…
IJOMO COSMOS ISEYIQEMBU ELIKHULUKAZI KULELI – JOMO SONO
Noma nje ikilabhu yakhe iJomo Cosmos idlala ku-ABC Motsepe League, isihlabani sebhola uJomo Sono usagcizelela ukuthi iyona kilabhu ehamba phambili eNingizimu Afrika. Ekhuluma no PrimeSportsWithMahlatse ngesikhathi kwethulwa izimoto zokuxhasa iCosmos ngabaxhasi bayo…
IMABHIDA IYAQHUBEKA NOKUBA YINKUNDLA EKHONYAYO KWEYAMANQAMU EBHOLENI LAKULELI
Inhlangano ebhekelele ibhola kuleli okuwu PSL isimemezele usuku Kanye nenkundla okuyojahanwa ngalo kowe MTN 8. Ungathi awuzwaga bamba usuku mhlaka 05/October /2024MOSES MABHIDA STADIUM Ngenxa yokuthi lona ngumdlalo omkhulu kakhulu, okulindeleke izinkumbi…
UGIXABEZWE NGESOBUKAPUTENI KWIBAFANA UTHEMBA ZWANE
Umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos, useqoke uThemba “Mshishi” Zwane ukuthi abe ngumholi weqembu emidlalweni ezayo yokuhlunga ye-Africa Cup of Nations (Afcon), njengoba uRonwen Williams, ukaputeni oqokwe ngokusemthethweni, usazama ukululama ekulimaleni akuthole esikhathini…
UTHE VUMBU KWEZIMNYAMA FUTHI UMPONTSHANE
Loyo obengunozinti wezimnyama odedelwe ngo kuphela kwe season eyendlule Siyabonga Mpontshane, uphinde wabonakala esethi nje vumbu kuzo futhi ezimnyama izolo (Ngolwesine) eziqeqesha Kanye nalo iqembu. Umbuzo omkhulu uthi iliphi iqhaza azolidlala njengamanje…
EZAKAMUVA ZOKUFUDUKA KWABADLALI
Umgadli wakuleli ogijima kwi FC Toronto Cassius Mailula usezophinde athole elinye ithuba lokuhlangana futhi naloyo owayengumqeqeshi wakhe ngaphambilini u Rhulani Mokoena kwi Wydad athletic njengoba ezoba ndawonye unyaka owadwa ngombandela wokuthi bengamgcina…