Kusiphuka izidindi namuhla kusihlwa 15 October 2023 ngo 19:45, e Stade de France lapho okuzobhekana khona osokhaya okuyi France Kanye nama Bhokobhoko okuyi wona avikela indebe.Umqeqeshi wama Bhokobhoko Jacques Nienaber umemezele isikwati…
Category: Ezemidlalo
BASHAYA AMAKHALA NGEZINQUMO ZIKANONDWEBA KOWE MTN 8
Kuqubuke omunye futhi umsindo ngezinqumo zonompempe emdlawleni wowamanqamu we MTN obuseMoses mabhida Stadium eThekwini ngempelasonto. Lomdlalo obuphakathi kweOrlando Pirates okuyiyona ebivikela isicoco, kanye neMamelodi Sundowns engagayelwa mphako kulezi zinsuku, ugcine unqotshwe ezikamagebhula…
BAHLOSE UKUWUKHULISA UMNCINTISWANO WE CHESS KUMASIPALA INKOSI LANGALIBALELE
Ngesikhathi lapho izikole zisemaholidini, abahleli bomdlalo webhodi owaziwa ngeChess eNkosi Langalibalele bathi babone kuyisikhathi esihle kakhulu kubo ukuthi bahlele umncintiswano walomdlalo obandakanya izikole ezehlukene zaseLanga Libalele. Lo mqhudelwano wezikole obungoLwesithathu obubandakanya abantwana…
KUNUKE INSIZI EMNAMBITHI IZIMOTO ZIKLWEBHA ITHAYI UDEDE KUMASHISONI
Kume nse ukuhamba kwezimoto emgwaqeni omkhulu uMashisoni edolobheni Emnambithi ngesikhathi kunombukiso wezimoto ezishaya isdudla namhlanje. Lombukiso obusenkabeni yedolobha, ubuhlelwe yinkampani ekhiqiza amathayi ezinze kulona lelidolobha iSummitomo Rubber. lenkampani, ebeyaziwa ngokuthi yiDunlop phambilini…
USEJOYINE AMAKHOSI U OX MTHETHWA
Kuphelile ukuqagula ngomdlali wasesiswini uSbongiseni “OX” Mthethwa njengoba iStellenbosch FC isikuqinisekisile ukuthi usengumdlali wamakhosi ngokuphelele. Lomdlali ubegaqelwe kanzima nayi Orlando Pirates futhi iningi labalandeli libuka kuyiyo esemathubeni amahle okusayina lomdlali. UMthethwa odabuka…