Alishoni ilanga lingenazindaba zalo. Izindaba ezibuhlungu zokudlula emhlabeni komgadli weqembu lakwaZulu Natal eligijima kuPSL Amazulu FC ziqinisekiswe yisitatimende esikhishwe yileliqembu ntambama namuhla. Ngokwesitatimende uNtuli uhlaselwe wuhlobo oluthile lomdlavuza olugcine lumthatha elaliswe esibhedlela…
Category: Ezemidlalo
ISITHELEKILE KULELI INDEBE YOMHLABA YELOMBHOXO
Baphume ngobuningi abantu baseNingizimu Afrika ukuyokwamukela amaSpringbok e-OR Thambo International Airport emva kokunqoba indebe yomhlaba eFrance. Kuhlokome isikhumulo sezindiza ngesikhathi litheleka leliqembu liholwa nguKaputeni walo uSiya Kolisi. Amabhokobhoko ashaye New Zealand ngo…
KUNGENZEKA AMABHOKOBHOKO AYILALISE EKHAYA FUTHI INDEBE YE WEB ELLIS
Amehlo azobe ethe njo kowamanqamu wendebe yomhlaba yombhoxo njengoba iNingizimu Afrika izobe itholana phezulu ne New Zealand ngehora lesishagalolunye namuhla kusihlwa eParis. Kungokweshumi kubanjwa lomqhudelwane owenzeka njalo emvakweminyaka emine, kusuka ngonyaka ka…
IGCWALE PHAMA INKUNDLA I-KANDAHAR EMNAMBITHI KUNQOBA EZIKAMAXODE
Ibigcwele phama inkundla yezemidlalo iKandahar Sports Ground eMnambithi ngesikhathi iqembu lasekhaya iDrakensburg United itholene phezulu neqembu laseNewcastle iChess FC izolo ntambama ngehora lesithathu. Lamaqembu agijima esigabeni se-ABC Motsepe League, womabili ebedlala umdlalo…
APHUME NGEMBOBO YENALITI AMABHOKOBHOKO EZWENI LAMAKHATHOLIKA
Kuthiwa izinkunzi ezimbili azihlalelani esibayeni esisodwa lokhu sikubone ngawo womabili izolo kusihlwa, lapho obekutholane khona phezulu izwe lase France Kanye nezwe lase Ningizimi Africa ku mdlalo wama Quater Final nje ngoba kuqhubeka…
INTANKA IBEKELWE AMAZOLO KWEZIKA KOLISI, KUMA WORLD CUP QUATER FINAL
Kusiphuka izidindi namuhla kusihlwa 15 October 2023 ngo 19:45, e Stade de France lapho okuzobhekana khona osokhaya okuyi France Kanye nama Bhokobhoko okuyi wona avikela indebe.Umqeqeshi wama Bhokobhoko Jacques Nienaber umemezele isikwati…
BASHAYA AMAKHALA NGEZINQUMO ZIKANONDWEBA KOWE MTN 8
Kuqubuke omunye futhi umsindo ngezinqumo zonompempe emdlawleni wowamanqamu we MTN obuseMoses mabhida Stadium eThekwini ngempelasonto. Lomdlalo obuphakathi kweOrlando Pirates okuyiyona ebivikela isicoco, kanye neMamelodi Sundowns engagayelwa mphako kulezi zinsuku, ugcine unqotshwe ezikamagebhula…
BAHLOSE UKUWUKHULISA UMNCINTISWANO WE CHESS KUMASIPALA INKOSI LANGALIBALELE
Ngesikhathi lapho izikole zisemaholidini, abahleli bomdlalo webhodi owaziwa ngeChess eNkosi Langalibalele bathi babone kuyisikhathi esihle kakhulu kubo ukuthi bahlele umncintiswano walomdlalo obandakanya izikole ezehlukene zaseLanga Libalele. Lo mqhudelwano wezikole obungoLwesithathu obubandakanya abantwana…
KUNUKE INSIZI EMNAMBITHI IZIMOTO ZIKLWEBHA ITHAYI UDEDE KUMASHISONI
Kume nse ukuhamba kwezimoto emgwaqeni omkhulu uMashisoni edolobheni Emnambithi ngesikhathi kunombukiso wezimoto ezishaya isdudla namhlanje. Lombukiso obusenkabeni yedolobha, ubuhlelwe yinkampani ekhiqiza amathayi ezinze kulona lelidolobha iSummitomo Rubber. lenkampani, ebeyaziwa ngokuthi yiDunlop phambilini…
USEJOYINE AMAKHOSI U OX MTHETHWA
Kuphelile ukuqagula ngomdlali wasesiswini uSbongiseni “OX” Mthethwa njengoba iStellenbosch FC isikuqinisekisile ukuthi usengumdlali wamakhosi ngokuphelele. Lomdlali ubegaqelwe kanzima nayi Orlando Pirates futhi iningi labalandeli libuka kuyiyo esemathubeni amahle okusayina lomdlali. UMthethwa odabuka…