I-SASSA isimemezele ukuthi izokhokha izibonelelo zangoNovemba ngaphambi kwesikhathi ukuze zingashayisani nokhetho lohulumeni basekhaya oluzoba ngomhlaka-4 Novemba 2026....
UMnyango wezeMfundo eyisiSekelo uthi bangu-76 000 abafundi abaduduliwe phakathi kwabafundi abangaphezu kuka-960 000 ababhala izivivinyo zikamatikuletsheni zalo...
Iqembu lezepolitiki iDemocratic Alliance (DA) esifundeni soThukela lihole imashi ebheke emahhovisi kaMasipala wase-uThukela eMtshezi, ngenhloso yokuhambisa uhlu...
UNgqongqoshe woMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, uMbali Shinga, usingathe umcimbi wokukhumbula abantu abashona ngenxa yesifo sesandulela ngculazi nengculazi,...
UMbutho iSouth African Police Service isikuqinisekisile ukuthi uLieutenant General Shadrack Sibiya usesulile esikhundleni sakhe sokuba lisekela likakhomishana...
UNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo, uSiviwe Gwarube, uthi ukugxila kakhulu emazingeni okupasa kukamatikuletsheni sekudale ukuthi ezinye izikole zigodle abafundi...
UFulgence Nimubona,oneminyaka engu 34 ubudala, obhekene nezinsolo zokuzama ukubulala udadewabo kasomahlaya uPastor Mjosty, uvele kafushane eNkantolo yeMantshi...
Umndeni kaSindi Mgoza oneminyakan engu 41 ubudala, waseMpendle, uthi ngeke uphumule kuze kutholakale ubulungiswa ngokubulawa kwakhe, kulandela...
UMasipala u wakwaNongoma oholwa UMeya uKhansela uMbekezeli Emmanuel Zondo ubambe umkhuleko obuhlelwe UMnyango wezomphakathi oholwa nguSihlalo ukhansela...
IKhomishana yoKhetho (IEC) namuhla ibambe umcimbi eLadysmith Civic Hall, lapho abamele amaqembu ezepolitiki kanye nabazimele bezokhetho behlangane...
