Kudutshulwe kwabulawa umsolwa okukholakala ukuthi ubeyingxenye yeqembu labaphangi ngesikhathi edubulana namaphoyisa endaweni yamapulazi ephakathi kweDundee neGlencoe ngasemgwaqeni...
UMnyango wezokubusa ngokuBambisana neZindaba zomdabu esfundazweni saKwaZulu-Natal oholwa uMfundisi uThulasizwe Buthelezi uthumele amathimba abhekelele izinhlekelele ukulekelela kulandela...
Uhulumeni waseNingizimu Afrika usugcizelele ukuthi akukho lizwe elizowutshela ukuthi kufanele uyisebenzise kanjani imithetho yawo, ikakhulukazi mayelana nokulawulwa...
IHhovisi leNgonyama uMisuzulu kaZwelithini limemezele ukuthi umhlangano phakathi kwezithunywa zeNgonyama no-Unyazi Lwezulu uphothulwe ngempumelelo ngenhloso yokuqinisa ubunye...
Kulindeleke ukuthi iphinde iqale phansi ingqungquthela yokukhetha ubuholi beqembu le-Inkatha Freedom Party (IFP) eNdaka/Mnambithi ngempelasonto ezayo, kulandela...
IPhini leMeya yaseNewcastle ophinde abe nguSihlalo we-Technical Services Portfolio, uKhansela u-Andile Nkosi, uhlole isimo semigwaqo enetiyela eNewcastle...
Umndeni wakwaNkonyane uthi usuzokwazi ukulala ngokuthula ebusuku njengoba usukwazile ukungcwaba ngesizotha ubaba wekhaya, uDkt Elijah Nkonyane, obenguMengameli...
Amaphoyisa aphenya isigameko lapho isitolo se-spaza esisemgwaqeni uHilliard Oval kuthiwa sihlaselwe ngebhomu likaphethiloli namhlanje kusihlwa. Ngokolwazi lweziphathimandla...
IDemocratic Alliance (DA) isimemezele uChris Pappas njengozomela iqembu okhethweni lukaMasipala waseUmngeni eKwaZulu-Natal Midlands. UPappas, ongumeya wamanje waseUmngeni,...
Kudlule emhlabeni umdlali wasesiswini weBafana Bafana neMamelodi Sundowns, uJayden Adams (25). Kubikwa ukuthi isidumbu sika-Adams sitholakale kwesinye...
