Zingaphezu kuka-1 700 izibhamu ezicelekelwe phansi emkhankasweni ohlanganyelwe wamaphoyisa aseNingizimu Afrika naseLesotho wokulwa nobugebengu obusebenzisa izibhamu. Lezi...
Izindaba Zezwe
USomlomo wePhalamende Likazwelonke, uThoko Didiza, unikeze elinye ithuba leKomidi le-Ad Hoc eliphenya ngezinto ezithinta ukuphepha kwezwe ukuthi...
UMengameli uCyril Ramaphosa usecele amazwe e-BRICS ukuthi angagcini ngokuxoxa ngezindaba zezomnotho, kodwa athathe izinyathelo zokuguqula ubudlelwano bezomnotho...
UMengameli uCyril Ramaphosa umemezele uLwesithathu, mhla ziyi-4 kuNovemba 2026, njengosuku oluyiholide likahulumeni ngenxa yokhetho lohulumeni basekhaya.Lolu suku...
UNgqongqoshe Wezemfundo Eyisisekelo, uSiviwe Gwarube, uthi kudingeka imali elinganiselwa ku-R120 billion ukuze kwakhiwe amanye amakilasi nezinsiza zangasese...
UMengameli waseBotswana usola uhulumeni waseSouth Africa ovikela ababulali. Lokhu kuza emva kokuthi abantu abalishumi nanye abafunwa uthuli...
UMnyango Wezokuhlunyeleliswa Kwezimilo uthi ushaqe omakhalekhukhwini abangaphezu kuka-37 000 emajele aseNingizimu Afrika ngonyaka odlule wodwa. UNgqongqoshe uPieter...
Amaphoyisa ashaqe izidakamizwa zohlobo i-cocaine okusolakala ukuthi zingabiza imali engaphezu kuka-R200 million esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo International...
Kulindeleke ukuthi iSIshayamthetho sikazwelonke sivotele isiphakamiso sokungamethembi uSomlomo uThoko Didiza namhlanje. Lesisphakamiso silethwe ngumholi we-EFF uJulius Malema...
UMengameli uCyril Ramaphosa uqoke uNgqongqoshe uStella Ndabeni ukuthi abe nguNgqongqoshe Wezempilo obambile ngesikhathi uNgqongqoshe wezempilo kuzwelonke u-Aaron...
