Abashayeli bezimoto abasebenzisa umgwaqo u-N11 ngaseMnambithi KwaZulu-Natal bayelulekwa ukuthi balindele ukubambezeleka njengoba kuzoqala umsebenzi wokwakha nokuthuthukisa ukuphepha...
Inhlangano iNkatha Freedom Party(IFP) namhlanje yamukele amalungu amasha ebekade ebambe iqhaza eliqavile kwiNational Freedom Party . Phakathi...
Amadoda abe nesithangami ehholo lomphakathi eDondotha kuMasipala waseMfolozi oholwa uMeya uKhansela Xolani Bhengu, lapho ekhulume khona ngezingqinamba...
Amanye amalungu omphakathi e-Acaciavale kuWard 20,ngaphansi kukamasipala waseAlfred Duma athi akhathazekile ngemuva kokutholakala kwamatshe amakhulu ebekwe emigwaqeni...
UMengameli we-Inkatha Freedom Party (IFP), uVelenkosini Hlabisa, usamukele ngokusemthethweni uSibusiso Mkhabela eqenjini le-IFP namuhla eThekwini. UMkhabela, obeyiMeya...
Abafundi ababili baseMatiwane, uHlelolwenkosi Kubheka oneminyaka engu-13 kanye noNaledi Sithole oneminyaka engu-12, baphume isithathu emncintiswaneni we-Quiz ohlelwa...
Amaphoyisa omgwaqo obekuzungeza umbukiso wawo oqoshiwe eshaya umshayeli weloli kuN4 ngaseKomatipoort eMpumalanga izolo ayaphenywa ngesenzo sawo. Lamaphoyisa...
ISouth African Social Security Agency (SASSA) isimemezele ukuthi izinkokhelo zesibonelelo se-COVID-19 Social Relief of Distress (SRD) zango-Agasti...
UMeya woThukela District Municipality, Inkosi NB Shabalala, uhlangane nezakhamuzi zaseTsakane nase-Acaciaville ezikhala ngokungatholakali kwamanzi ngendlela efanele izolo....
Kuvalwe okwesikhashana ihhovisi loMnyango wezeMfundo esifundeni i-uThukela, eliseMnambithi, ngenxa yenkinga enkulu yamanzi ebhekene nehhovisi. Lokhu kuqinisekiswe encwadini...
