Ungqongqoshe wezamanzi nokuthuthwa kwendle uPemmy Majodina uthi sekunenqubekela phambili ekulweni nenkinga yamanzi ezindaweni ezahlukene eKZN. NgoLwesibili ekuseni, uMajodina wethule umbiko wakhe wezinsuku eziyi-100 ehhovisi. Ugxile ekusebenzeni komnyango. UMajodina uthe iBhodi Yamanzi yoMngeni-uThukela…
Category: About Us
KUKHONA NOWABULALA IPHOYISA KUBALISA ABABOSHELWE ISIGAMEKO SASELUSIKISIKI
Kuboshwe abantu abane mayelana nesigameko sokudubula esenzeka eLusikisiki, e-Eastern Cape, lapho kwabulawa khona abantu abangu-18 emasontweni amabili edlule. UKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke uGeneral Fannie Masemola umemezele ukuthi ukuboshwa kwabasolwa kwenzeke engakapheli amahora angu-24…
KUBOSHWE UMFANA(18) NGOKUTHOLAKALA NEZIDAKAMIZWA NESIBHAMU
Amalungu ophiko olulwa nezigelekeqe abophe owesilisa oneminyaka engu-18 ubudala eBohlokong eBethlehem esifundazweni saseFree State ngemuva kokuba umphakathi ukhiphe imininingwane ngezenzo zakhe ezingekho emthethweni. Mhla ziyi-16 kuMfumfu wezi-2024 ngabo-16:00, amalungu e-Anti-Gang Unit, atshalwe…
AMAPHOYISA AKHALA NGOMKHUBA OMUSHA WOKUTHUMBA ABAPHUNYELWE YIZIMALI ZIKA-RAF KWAZULU NATALI
Izibalo zikhombisa ukuthi amacala amaningi okuthumba nokuphoqwa kwemindeni yalowo osuke ethunjiwa ukuthi bakhiphe imali enzeka KwaZulu-Natal (KZN) naseGauteng. Lobu bugebengu buyanda, futhi izigebengu ziqala ukugxila emindenini yabantu abalahlekile, zinikeze ulwazi lwamanga ngokucela…
USINDI DLATHU UZOBONAKALA EMDLALWENI ISITHA KU- eTV
Umlingisikazi owine izindondo uSindi Dlathu usejoyine uhlelo lukamabonakude i- Isiphetho: Destiny ku-e.tv, kanti manje usengumlingisi okhokhelwa kakhulu eNingizimu Afrika. Imithombo ithi inkampani edidiyelayo, iBlack Brain Productions, iqale ukuxoxisana naye ezinyangeni ezintathu ezedlule,…
UMNYANGO WEZASEKHAYA UZOCUBUNGULA UKUTHI UNGAKANANI UMONAKALO ODALWE YISIMO SEZULU SANGEMPELASONTO
Izikhulu zikahulumeni basekhaya zithi seziqala ukubala izindleko zomonakalo odalwe ukukhithika kukangqoqwane kulempelasonto. Leli qhwa elikhulu lishiye izinkulungwane zezimoto zibambekile eN3 eduze kwaseVan Reenen’s Pass. Kuphuthunyiswe izinhlelo zokutakula kanye nosizo, kodwa owesifazane oshonile…
UZIZWA EYIQHAWE OTHOLE INDONDO KUMA KZN NAMUHLA AWARDS.
Akakwazi nokuzibamba ngenxa yenjabulo umculi kamasikandi wase Kranskop ohlomule ngendondo kuma Awards aseThekwini ngesonto eledlule. USkhiye Seventure wasesgodini saseMgoshongweni ukhale wemuka nendondo yeBest Maskandi New Comer emcimbini wezindondo ohlelwa nguNkk Sheila Mhlongo…
ISIFUNDAZWE IGAUTENG KUNGENZEKA UKUTHI SILAHLEKELWE NGOTHISHA ABANGU 3000
Umnyango Wezemfundo eGauteng ubhekene nemiphumela yokuncishiswa kwesabelomali ngo-R4.5 billion, okubeke encupheni izikhala zothisha ezingaphezu kuka-3,000 engcupheni. UMEC Matome Chiloane uveze ngoLwesihlanu ukuthi umnyango ubhekene nezinselelo ezinkulu ngenxa yokuncishiswa kwesabelomali. Nakuba lezi zinkinga…
KULIMALE ABAHLANU KUPHENDUKA IMOTO ENCANE KUTHELAWAYEKA U-N2
Kubizwe abezimo eziphuthumayo emva kokuginqika kwemoto encane kuthelawayeka uN2 maduzane nendawo yaseMhlali entshonalanga nesifundazwe saKwaZulu Natali izintatha zanamuhla. Abezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko bathola ukuthi imoto encane ebithwele abantu abahlanu iginqike yaphenduka…
USHONE KUSELE IVIKI IPHELE INDLU ABEYAKHELWA YIKHANSELA OKHUBAZEKILE WASE-STANFORD
Akazange esakwazi nokulala kuyo kanye nje owesifazane wasendaweni yaseStanford eMnambithi endlini abeyakhelwa yikhansela lendawo obehlala ngaphansi kwezimo ezingezinhle. Lidumele ikhansela lakuward 34 ngaphansi kukamaspala i-Alfred Duma emva kokuthola izindaba zokudlula emhlabeni kwalona…
UMKHONKO WESIZWE UZOGADLA NGOSTHEMBISO ZONDO OKHETHWENI LOKUCHIBIYELA LASOGWINI.
Iqembu uMkhonto weSizwe Party lizogadla ngoMfundisi Sthembiso Zondo owayedume ngezinkulumo ezakhayo oKhozini ukuyoqinisa umkhankaso wokhetho lokuchibiyela olusoGwini. Kuleli sonto i-MKP ikhombise ukumethemba njengoba ephambili kwabasemkhankasweni wokuba inqobe uwadi 24 ongaphansi kukamasipala iRay…
INGOZI EBANDAKANYA IZIMOTO EZINTATHU ISHIYE ABAHLANU BELIMELE KABI
Ukushayisana kwezimoto ezintathu ezimpambanweni zomgwaqo u-R102 ne-JG Champion KwaZulu-Natal kushiye abantu abahlanu, okuhlanganisa nezingane ezintathu, belimele. kulengozi eyenzeke manje ntambama abeKZNVIP Medics bathunyelwe ngemuva kokuthi abashayeli bezimoto abebedlula babikele amaphoyisa ngale ngozi….