Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

IBE NESASA IMIDLALO YEBHOLA LOMNQAKISWANO EHLELWE YINTUTHUKO THABETHE FOUNDATION ELIMIT HILL

Posted on 18 December 2024

Kuqhilike izihlathi kumaqembu Netball abebambe iqhaza kwi Ntuthuko Thabede Foundation Tournament Ebiyenze eLimit hill Sport Complex.

Lemidlalo ibiyenzelwe ukubungaza usuku lwezokubuyisana obelugujwa kwizwe lonke.Aabewu 16 amaqembu abeyingxenye kulomqhudelwano nabeqhamuka kuma ward ahlukene akhele umaspala wase Alfred Duma.

Ongumhleli nomsunguli we nhlangano Ntuthuko Thabede Foundation Ntuthuko uNtuthuko Thabede uthe beyikomiti ebelihlela lemidlalo bagculisekile kakhulu ngokubamba iqhaza kwamaqembu,uqhubeke ngokuthi ubonga akaphezi kubantu asebenzisane nabo kuphumelelisa lomdlalo okuyi Mthombeni Foundation, Hollywood Foundation nabakwa Netball ngaphansi koThukela District.

“Ngonyaka ozayo ngifisa kuba kube nendlela lapho sizoqoka khona labo abenze kahle kwindima yezemidlalo sibahlomulise ngemivuzo abayifanele nokuyinto ezokhuthaza kakhulu intsha yakithi ukuba igxile kakhulu kwezemidlalo,ngizonxusa kubantu abangafisa kuba balekelele ngokuxhasa kuze kufezeke iphupho lethu.”kuphetha uThabede

Abawinile kube ilaba Good Angel’s yase Mhlumayo ku ward 28 iziqoqe indondo,ijezi likanokusho.

Recent Posts

  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO
  • KUNCONYWA OWESIFAZANE OQHAMUKE NENDLELA ENTSHA YOKUGUQULA INDLE IBE WUMQUBA

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme