Mbabane Swallows 0-4 Mamelodi Sundowns Amagoli eSundowns avalelwe phakathi uLucas Ribeiro ovalele amabili, elinye lashawa uLebusa kanti uIqraam Rayners uvalele igoli lakhe lokuqala edlala kwezikaMngqithi. Umlenze wesibili ungesonto elizayo. Lomdlalo uzodlalelwa khona…
Category: Ezemidlalo
UCHIVAVIRO UNETHEMBA LOKUTHI UZOTHOLA ITHUBA LOKUDLALA NGAPHANSI KOMQEQESHI OMUSHA
Umgadli uRanga Chivaviro ukholelwa ukuthi ngokwesekwa ngumqeqeshi uNasreddine Nabi, angabuya athole ifomu elamenza wasayinwa yiKaizer Chiefs evela kuMarumo Gallants ngonyaka odlule. Isizini yakhe yokuqala kwiChiefs ibinzima, njengoba uChivaviro evalele phakathi amagoli amane…
IJOMO COSMOS ISEYIQEMBU ELIKHULUKAZI KULELI – JOMO SONO
Noma nje ikilabhu yakhe iJomo Cosmos idlala ku-ABC Motsepe League, isihlabani sebhola uJomo Sono usagcizelela ukuthi iyona kilabhu ehamba phambili eNingizimu Afrika. Ekhuluma no PrimeSportsWithMahlatse ngesikhathi kwethulwa izimoto zokuxhasa iCosmos ngabaxhasi bayo…
IMABHIDA IYAQHUBEKA NOKUBA YINKUNDLA EKHONYAYO KWEYAMANQAMU EBHOLENI LAKULELI
Inhlangano ebhekelele ibhola kuleli okuwu PSL isimemezele usuku Kanye nenkundla okuyojahanwa ngalo kowe MTN 8. Ungathi awuzwaga bamba usuku mhlaka 05/October /2024MOSES MABHIDA STADIUM Ngenxa yokuthi lona ngumdlalo omkhulu kakhulu, okulindeleke izinkumbi…
UGIXABEZWE NGESOBUKAPUTENI KWIBAFANA UTHEMBA ZWANE
Umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos, useqoke uThemba “Mshishi” Zwane ukuthi abe ngumholi weqembu emidlalweni ezayo yokuhlunga ye-Africa Cup of Nations (Afcon), njengoba uRonwen Williams, ukaputeni oqokwe ngokusemthethweni, usazama ukululama ekulimaleni akuthole esikhathini…
UTHE VUMBU KWEZIMNYAMA FUTHI UMPONTSHANE
Loyo obengunozinti wezimnyama odedelwe ngo kuphela kwe season eyendlule Siyabonga Mpontshane, uphinde wabonakala esethi nje vumbu kuzo futhi ezimnyama izolo (Ngolwesine) eziqeqesha Kanye nalo iqembu. Umbuzo omkhulu uthi iliphi iqhaza azolidlala njengamanje…
EZAKAMUVA ZOKUFUDUKA KWABADLALI
Umgadli wakuleli ogijima kwi FC Toronto Cassius Mailula usezophinde athole elinye ithuba lokuhlangana futhi naloyo owayengumqeqeshi wakhe ngaphambilini u Rhulani Mokoena kwi Wydad athletic njengoba ezoba ndawonye unyaka owadwa ngombandela wokuthi bengamgcina…
URULANI UFUNA UZUNGU AZODLALELA EZAKHE EMOROCCO
UMQEQESHI weWydad Athletic, uRulani Mokwena, kubikwa ukuthi unesifiso sokuletha umdlali wakhe waphambilini esekuMamelodi Sundowns, uBongani Zungu, kuleli qembu laseMorocco. UZungu, okumanje akadlali emuva kokuhlukana neMamelodi Sundowns, ubhekwe ngabomvu ukuthi angase afakwe kuWydad….
IPirates Nezinselelo Yokubuyisa Igama Kwimidlalo YeCaf Champions League
Abadlali be-Orlando Pirates bazophuma izithende kulandela umnqamulajuqu wokulungiselela imidlalo yeConfederation of African Football (Caf) njengoba beqala uhambo lweChampions League namuhla ngesonto. EZimnyama zifuna ukuqhubeka nokwengeza inkanyezi ejezini labo elihloniphekile ngokuphinda iphumelele isicoco…
MUHLE UMTHELELA WEMIDLALO YASEZIKHOLENI KWABEBEHAMBELE AMA OLYMPIC KULELI
Namuhla kulindleke ukuthi uNgqongqoshe wezemidlalo kuleli uMnu Gayton Mckenzie ahambele esikhumulweni sezindiza ukuyokwamukela ithimba ebelihambele ama Olympic eParis. Ithimba lakuleli liqoqe izindondo eziyisithuba nokungumphumela omuhle kakhulu uma siqhathanisa nokwenzeka eTokio bebuya nezimbili…
UMNGQITHI UJABULELE UKUSAYINISA ISIBABULI SOMDLALI WESTELLENBOSCH
Umqeqeshi we Mamelodi Sundown u Manqoba Mngqithi uziqinisekisile izindaba zokuthi sebemutholile umgadli ongalibheki ipali kuleli (Iqraam Rayners) obuya kwi Stellenbosch nathe bajabule kakhulu ngokuba naye. Umngqithi lezi zindaba uziqinisekise izolo ngemva komdlalo…
OWASOTHUKELA UDLULELE KOWAMANQAMU KUMA-OLYMPIC EPARIS
Ababili beQembu laseNingizimu Afrika baphumelele ukungena kowandulela owamanqamu emjahweni wamamitha angama-400 wabesilisa wokuphindaphinda ngemuva kokuqeda okokuqala emidlalweni yawo eyahlukene. ULythe Pillay noZakithi Nene ongowaseMnambithi sebedlulele emzuliswaneni olandelayo futhi bazobe bebanga indawo kowamanqamu…