ISuperSport United ithole inkakha yomdlali wasesiswini uVincent Pule ngemuva kokuphuma ku-Orlando Pirates. UPule, 32, uphothule ukuhlolwa kodokotela naleli qembu ngeledlule njengoba kubikwe okokuqala ngabe-SABC Sport, ngemuva nje kokufinyelela esivumelwaneni sokuhlukana nePirates.Njengoba enqamule…
Category: Ezemidlalo
WETHEMBISA LUKHULU UKAPUTENI OMUSHA
Umdlali wasesiswini uYusuf Maart uchaze ukuba ukaputeni weKaizer Chiefs njengenhlanhla, wathembisa ukuthi bazoqeda isomiso sendebe esidonse isikhathi eside emkhankasweni ka-2024/25 ngaphansi kweqembu elisha labaqeqeshi, eliholwa ngumqeqeshi uNasreddine Nabi. Ngemuva kokushiya kukaKeagan Dolly…
AMAMPUNGE UKUTHI NGIJOYINE IPIRATES – VELUYEKE ZULU
Obengumdlali waMaZulu FC, uVeluyeke Zulu, uyaziqhelelanisa namahlebezi okuthi uhambe ne-Orlando Pirates njengoba iyolungiselela isizini entsha eSpain. Ezinkundleni zokuxhumana kudume ukuthi lo mdlali, oyibamba emuva maphakathi, uhambe neBucs futhi angase asayine kuyona. UZulu,…
USITHEBE UTHI UYAYAZI INGCINDEZI AZOBHEKANA NAYO KURICHARDS BAY FC
USiyethemba Sithebe ulindele lukhulu ngemuva kokujoyina iRichards Bay esuka kwiKaizer Chiefs lapho ingcindezi ibiyinkulu khona, usekulungele ukuqondisa abadlali abasebancane kuleli qembu ukuze bafeze izinhloso zabo ngesizini entsha. USithebe uthe uyayazi indlela yokubhekana…
AKAZIMISELE NOKUTHATHA UMHLALA PHANSI UKHUNE
UMqondisi wezokuMaketha nokuThengisa kuKaizer Chiefs uJessica Motaung uthi iqembu lisaxoxisana nesilomo seqembu u-Itumeleng Khune. Ngesizini edlule, leli qembu lathi uKhune ubesemkhankasweni wakhe wokugcina ngaphambi kokuthi ashintshele komunye umkhakha ngaphakathi kuChiefs, njengoba bebegubha…
INGQALABUTHO YECHIEFS IFUNA UMQEQESHI OMUSHA AZIKHETHELE YENA ABADLALI ABAZOTHENGWA
Owayengumdlali weKaizer Chiefs uJosta Dladla wethemba ukuthi leli qembu lizonika umqeqeshi omusha uNasreddine Nabi inkululeko yokusayinisa abadlali abayifunayo. UNabi osuke eBrussels eBelgium waya e-Istanbul izolo ujoyine iChiefs eTurkey ekhempini yokulungiselela isizini izolo…
SIPHELILE ISIKHATHI SOKUBA “OFF LINE” EMNYANGWENI WEZASEKHAYA – LEON SCHREIBER
UNgqongqoshe Wezasekhaya osanda kuqokwa uLeon Schreiber uthe uzoba ungqongqoshe womnyango ozohlezi u,”Online” U-Schreiber ubhekise ohlelweni olungathembekile oluvamise ukungaxhumeki ku-inthanethi emahhovisi oMnyango Wezasekhaya, okuholela ekutheni abantu abadinga kakhulu izinsiza bajikiswe. Ungqongqoshe uthe amagama…
ISILILO KUBULAWA UMGIJIMI EMNAMBITHI
Bakhala ngesihluku kutholakala isidumbu salowo ongumgijimi weComrade uOgopoleng Modise. UModise kusolakala ukuthi ugwazwe wabulawa izolo esemgwaqeni ezilolonga. Abangani nezihlobo bacinge usuku lwayizolo kuthe namuhla kwatholakala umbiko wokuthi utholwe ngonogada emgwaqeni ngasesibhedlela esizimele…
USEVUKE NJENGOMQEQESHI WE TS GALAXY U BERNARD PARKER
Uma kade ebona ebholeni lakulelili u Bernard Parker (38) obegijima kwi TS Galaxy nge Season eyendlule njengomdlali, manje usehlomule ngokuvuka nezindaba ezithi usezoba ngumqeqeshi waleliqembu. u Parker usegijime ebholeni elikhokhelwayo iminyaka engaphezu…
ICHIEFS IVALE ISIKHALA SIKAHLANTI NGESITOBHA SEPIRATES
Umdlali wasemuva kwesokunxele uBongani Sam uzothola ithuba lokuvuselela umsebenzi wakhe owake wathembisa, ngemuva kokuvumelana neKaizer Chiefs. USam, ohlanganisa iminyaka engu-27 ekupheleni kwenyanga, ubesemabhukwini e-Orlando Pirates iminyaka emihlanu edlule, kanti nakuba edlale imidlalo…
UNGEZANA UNQOBE ISICOCO SAKHE SESIBILI EYUROPHU
Owayengumdlali wasemuva weKaizer Chiefs uSiyabonga Ngezana usenqobe isicoco sakhe sesibili eRomania ngemuva kokuba iFCSB idle isicoco seSuper Cup. UNgezana, 26, wasiza iFCSB ukuthi inqobe isicoco sayo sokuqala seSuperliga ezinyangeni eziyisishiyagalolunye ejoyine leli…
ANGITHANDI UKUHAMBA KUSUNDOWNS – MOKWENA
Ngemuva kokushiya kwakhe kuMamelodi Sundowns kuleli sonto, uRulani Mokwena umile kwelokuthi akafuni ukuhamba, kodwa isandla sakhe saphoqeleka ngemuva kokuthi iqembu limemezele ukuthi livumile ukuhlukana. ISundowns ithe lesi sinqumo sithathwe yibhodi ngemuva kokucubungula…