Bawotha ubomvu abathandi bobumnandi baseMnambithi nasezindaweni ezakhelene nawo ngaakubiza ngokuqolwa kwabo izimali zabo ngabahleli bomcimbi wabantu abadala obekuthiwa uzoba kulendawo. Bajikiswe ngonogada endaweni yokuncebeleka eyaziwa ngokuthi yiTrenchgula Lodge esendaweni yakwaManzini eseduzane nedolobha…
KWETHULWE INKONTILEKA EZOKWAKHA UMGWAQO OZODLA R400 MILLION EMAMFEMFETHENI EBERGVILLE
UMnyango wezokuthutha oholwa umhlonishwa uNgqongqoshe uSboniso Duma uhambele endaweni yaseMamfemfetheni, ku Ward 02 ngaphansi kuka maspala UKhahlamba osukwini lwanamuhla. UNgqongqoshe uhambele lendawo ngenhloso yokwethula ngokusemthethweni inkontileka ezolungisa umgwaqo uP 394 kulendawo. Lomsebenzi…
UBANJWE ESETHOLE NETOHO OSOLWA NGOKUBULALA UNKOSIKAZI WAKHE NGESANDO EMAWOSI EBERGVILLE
Umsolwa oneminyaka engu 30 waseMawosi eBergville osolwa kwelokubulala unkosikazi wakhe ngokummuhluza ngesando ubanjwe eGoli izolo. UZibuyile Dlamini kuvela ukuthi wabulawa ngumyeni wakhe ngesando ekuqaleni konyaka owedlule. uMyeni owabaleka wayobhaca emva kwalesi sigameko,…
BALIMALE KABI ABASHAYEL BELOLI LITHELWA YITIYELA ELISHISAYO EMGUNGUNDLOVU
Abasebenzi ababili boMkhandlu waseMsunduzi baphunyuke kunzima esigamekweni esiyingozi ngesikhathi kuthelwa uitiyela elishisayo phezu kweloli labo ngesikhathi besengaphakathi kulona. Lesi sigameko senzeke ngoLwesihlanu eplazini elipheka itiyela eCopesville, ePietermaritzburg. UNkululeko Ngcobo noKhethamazwi Nzimande bebeseplazini…
BAYANDA ABAKHALA NGOKUNGAPHATHEKI KAHLE EMTHOLAMPILO WASE ST CHADS
Izakhamizi zasezindaweni ezisondelene nomtholampilo iSt Chad’s abathi sebekhathele ngukuhlukumezeka abakuthola kulomtholampilo. Sekubezikhashana eziningi abantu bexoxa ngezigameko ezenzeka laphaya ezingabajabulisi futhi abacabanga ukuthi azihambisani namalungelo abo. Izolo omunye wamalungu omphakathi obegula ubhale ekhasini…
BAKHALA NGOMAKOTI ASEBEZINIKELE OTSHWALENI EBERGVILLE
Sibukeka sikhula kakhulu isibalo sabantu abasha ikakhulukazi abantu besifazane asebezinikele otshwaleni kuleli. Abaningi bathi baphuzela ukuzijabulisa kanti abanye futhi bathi baqeda izinkinga zabo. Endaweni yaseBergville kubukeka ngathi abesifazane abaganile sebengene bashi ophuzweni…
AMAPHOYISA AKHALA NGOMKHUBA OMUSHA WOKUTHUMBA ABAPHUNYELWE YIZIMALI ZIKA-RAF KWAZULU NATALI
Izibalo zikhombisa ukuthi amacala amaningi okuthumba nokuphoqwa kwemindeni yalowo osuke ethunjiwa ukuthi bakhiphe imali enzeka KwaZulu-Natal (KZN) naseGauteng. Lobu bugebengu buyanda, futhi izigebengu ziqala ukugxila emindenini yabantu abalahlekile, zinikeze ulwazi lwamanga ngokucela…
AMAPHOYISA ADUBULE ABULALA OSOLWA NGOKUBA NGUBHONGOZA EKUPHANGWENI KWEZIMOTO ZEMALI E-KZN
Indoda eneminyaka engu-55, obefunwa uthuli ngamaphoyisa ngoxhaxha lwezinsolo zokuphanga izimoto ezihambisa imali eKwaZulu-Natal, ibe ngomunye wabasolwa ababili abashone ngesikhathi kudubulana izigebengu namaphoyisa eNew Glasgow eVerulam eKwaZulu-Natal ngoLwesihlanu kusihlwa. Ngokwemibiko yalowo lokhulumela amaphoyisa…
KUHLONYWE UPHAPHE LEGWALAGWALA OTHISHA ABENZA KAHLE KULELI
Uthisha waseLimpopo uMaserole Mojela uhambe nezindondo eziphezulu esigabeni sobuhle ekufundiseni iziFundo zeNatural Sciences emkhosini weNational Teaching Awards. Kuhlonishwe kwaphinde kwahlonya uphaphe lwegwalagweala othisha bakuleli kulo mcimbi obuse-Ekurhuleni, empumalanga yeGoli izolo. Lo mcimbi…
KWEHLE IZIHLATHI ISILO SINGALUBHADI EMKHOSINI WELEMBE EGOLI
Abantu bomphakathi basale bedumele ngemuva kokuba iSilo samaZulu uMisizulu kaZwelithini singabonakalanga emcimbini wokugubha uMkhosi Welembe eSam Ntuli Stadium eThokoza, empumalanga yeGoli. Ingxenye yesibili yoMkhosi Welembe ibihlonipha ifa likaShaka Zulu, iNkosi yokuqala yamaZulu,…
WAGQUGQUZELWA UMALUME WAKHE OSUNGULE IQEMBU LEBHOLA LOMNQAKISWANO ETHOLENI
Ibonga umalume wayo ngokuba yisibonelo esihle kuyo intokazi esencane esanda kusungula iqembu lebhola lomnqakiswano labantu besifazane abasebancane. UThobile Magudulela wasendaweni yaseTholeni eMnambithi uphenduke undaba mlonyeni ngokuqoqa abantu abasha besifazane abafundise ukudlala ibhola…
KUZOSUNGULWA IKOMIDI ELIZOBHEKANA NGQO NESIMO SEZULU E-KZN
uNdunankulu waseKwaZulu-Natal uThami Ntuli uthi ukuguquka kwesimo sezulu akuseyona into engenasisekelo, kodwa sekuyiqiniso. “Asisakwazi ukuziphatha engathi konke kuhamba kahle,” kusho uNdunankulu ngoLwesine. “Ososayensi basixwayisile ukuthi ihlobo lethu lizoba nezimvula eziningi futhi kushise…