Amaphoyisa athi ayawazi amaqembu abasolwa abathinteka ekubulaweni kwabantu abayishumi nesishiyagalombili (18) eLusikisiki, eMpumalanga Kapa, futhi abasolwa laba sebephelelwa yithemba njengoba bekwazi ukuthi amaphoyisa aseseduze nokubathola. NgoLwesibili, ungqongqoshe wamaphoyisa, uMnuz. Senzo Mchunu, kanye…
BAKHALA NGOKWEPHUCWA AMACAMERA ABO ABAZIPHILISA NGOKUSHUTHA EDOLOBHENI ETUGELA FERRY
Bakhala ezimathonsi abesilisa abathwebula izithombe enxanxatheleni yezitolo edolobheni iTugela Ferry emva kokuba bephucwe amakhamera abo ngabantu abathe bathunywe yinkosi yendawo. Laba balisa abathi baziphilisa ngakho ukuthwebula abantu lulendawo bathola uMyalelo okwathiwa uvela…
KUSHONE ABASOLWA ABATHATHU EZIGAMEKWENI ZOKUDUBULANA KWEZIGEBENGU NAMAPHOYISA E-KZN
Okunye ukudubulana namaphoyisa aKwaZulu-Natal ngoLwesithathu kuholele ekutheni kushone abasolwa ababili abamataniswa namacala abucayi, okubalwa awokubulala nokuqola abantu imali, endaweni yaseMariannhill. Lo mkhankaso ubuqhutshwa izinhlaka zamaphoyisa ezahlukene okubalwa kuzo iSAPS KZN Stabilisation Task…
USINDI DLATHU UZOBONAKALA EMDLALWENI ISITHA KU- eTV
Umlingisikazi owine izindondo uSindi Dlathu usejoyine uhlelo lukamabonakude i- Isiphetho: Destiny ku-e.tv, kanti manje usengumlingisi okhokhelwa kakhulu eNingizimu Afrika. Imithombo ithi inkampani edidiyelayo, iBlack Brain Productions, iqale ukuxoxisana naye ezinyangeni ezintathu ezedlule,…
ISIHLUKU KUGWAZWA KUBULAWA UGOGO NOMZUKULU ETHEKWINI
Abantu ababili babulewe ngesikhathi behlaselwa ngommese e-Effingham, eThekwini, ngoLwesithathu. Umkhulumeli we-ALS Paramedics, uGarrith Jamieson, uthe abasebenzi bezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko bazithela phezu kwesimo esesabekayo emzini oseSim Place, lapho bethola khona owesifazane…
ABASHAYELI BAKHALA NGOBUGEBENGU OBUDLANGILE EMGWAQENI U-N11
Bakhathazekile abasebenzisi bongwaqo ngokwanda bobugebengu emigwaqeni emibili emikhulu uN11 naku R34 okuyimigwaqo esetshenziswa ngabantu abaningi. Ngokombiko wakwamuva kuvela ukuthi kunesigameko esenzeke mhla zingu-27 enyangeni kaMandulo lapho umshayeli oneminyaka engu39 oshayela iloli lenkampani…
KUSAYINDWE ISIVUMELWANO SOKUSHINTSHA IGAMA LOMASPALA UBIZWE NGOMTWANA WAKWAPHINDANGENE
Ligcine lifizekile iphupho lika Petros Ngubane onguMeya womkhandlu uMzinyathi njengoba kusayinda isivumelwano sokuthi uMasipala woMzinyathi ushintshe igama ungabe usabizwa ngoMzinyathi kodwa ubizwe ngokuthi iPrince Mangosuthu District Municipality.Lesivumelwano senzeke oLundi kwaPhindengene lapho izikhulu…
AMAPHOYISA ATHUNGATHA IZIGILAMKHUBA EZIDUNE ISITOLO SOBUCWEBE
Amaphoyisa aphansi phezulu phezulu athungatha abesilisa ababaleke nenqwaba yobucwebe obungadalulwanga obuntshontswe eWinifred Mandela Precinct izolo. Labesilisa kuthiwa bafike kulenxanxathela yezitolo bavulela ngenhlamvu maqede bangena esitolo sobucwebe bantshontsha bashaya bachitha. Babaleke ngezimoto ezimbiniuhlobo…
UDEDELWE NGEZINKULUNGWANE EZILIKHULU ZEBHEYILI UDUMA KA NDLOVU
UProjusa wamafilimu kanye nemdlalo kamabonakude uDuma kaNdlovu udedele ngebheyili ka100 thousand yinkantolo ePalm Ridge namhlanje ngamacala enkohlakalo kanye nokubalekela ukukhokha intela. UNdlovu nasolwa nabo okungo Mutsharini kanye no Maxwell Mloyi babavele enkantolo…
WEHLE NGESIMBAMBAMBA UMFUNDISI WASE-PMB OBEYOKHULEKA ENTABENI
Wehle kanzima uMfundisi webandla laseLeap Of Faith Family Church entabeni yokukhuleka emva kokuhlaselwa abebemsola ngokweba imfuyo. UPastor Sibongiseni Ndlovu kanye namanye amalungu ebandla lakhe benyukela entabeni eyaziwa ngokuthi yiSanzwili endaweni yakwaPata eMgungundlovu…
KUBOSHWE ABOKUFIKA ABAHLANU NGOKUBULAWA KWESIKHULU SIKAMASPALA
KUBOSHWE abalisa abahlanu baseMozambique abaneminyaka ephakathi kuka-19 no-40 ngecala lokubulala nokuduna umlisa oneminyaka engu-64 ubudala obeyiDivisional Manager of Communication, Marketing and Branding kuMasipala wesiFunda iNkangala. Abasolwa bazovela eNkantolo yeMantshi Emalahleni namuhla, 1…
UNGQONGQOSHE UFUNA KUYEKWE UKUDAYISELWA IZINGANE UTSHWALA
UNGQONGQOSHE wezokuThuthukiswa koMphakathi, uNksz Sisi Tolashe, usenxuse bonke abantu baseNingizimu Afrika ukuthi bakugweme ukuphuza utshwala noma ukudayisela izingane ngabo ngenyanga kaMfumfu (October) okugujwa ngayo inyanga yokuthuthukiswa komphakathi. Lesi sikhalo siqhamuka ngesikhathi leli…