Wehle kanzima uMfundisi webandla laseLeap Of Faith Family Church entabeni yokukhuleka emva kokuhlaselwa abebemsola ngokweba imfuyo. UPastor Sibongiseni Ndlovu kanye namanye amalungu ebandla lakhe benyukela entabeni eyaziwa ngokuthi yiSanzwili endaweni yakwaPata eMgungundlovu…
KUBOSHWE ABOKUFIKA ABAHLANU NGOKUBULAWA KWESIKHULU SIKAMASPALA
KUBOSHWE abalisa abahlanu baseMozambique abaneminyaka ephakathi kuka-19 no-40 ngecala lokubulala nokuduna umlisa oneminyaka engu-64 ubudala obeyiDivisional Manager of Communication, Marketing and Branding kuMasipala wesiFunda iNkangala. Abasolwa bazovela eNkantolo yeMantshi Emalahleni namuhla, 1…
UNGQONGQOSHE UFUNA KUYEKWE UKUDAYISELWA IZINGANE UTSHWALA
UNGQONGQOSHE wezokuThuthukiswa koMphakathi, uNksz Sisi Tolashe, usenxuse bonke abantu baseNingizimu Afrika ukuthi bakugweme ukuphuza utshwala noma ukudayisela izingane ngabo ngenyanga kaMfumfu (October) okugujwa ngayo inyanga yokuthuthukiswa komphakathi. Lesi sikhalo siqhamuka ngesikhathi leli…
UMNYANGO WEZASEKHAYA NOSHINTSHO OLUZONCIPHISA OLAYINI EZIKHUNGWENI ZAWO
UMnyango Wezasekhaya wethule uhlelo lokufaka izinsiza zawo kudijithali eminyakeni emihlanu ezayo, olubizwa ngokuthi “Izindaba Zasekhaya Ezasekhaya.” Lolu hlelo luhlose ukuhlinzeka abantu baseNingizimu Afrika ngokufinyelela ku-inthanethi ezinsizeni ezijwayelekile, kuqedwe isidingo sokuvakashela amagatsha oMnyango…
ZIMISWA UBUTHAPHUTHAPHU IZIKHULU EZISOLWA NGENKOHLAKALO EKZN
Kumiswe izikhulu ezinhlanu eziphezulu eMnyangweni wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu( COGTA) KwaZulu-Natal ezisolwa ngenkohlakalo. Lezi zikhulu zimiselwe ukungaphathi kahle imali yomnyango eyasebenza ngesikhathi sokhetho. Ngokombiko womnyango, kulezi zikhulu ezinhlanu ezimisiwe kukhona nesikhulu sezezimali…
KUBULAWE ABABILI ENDAWENI ETHENGISA UTSHWALA EHAMMARSDALE
Amaphoyisa aphume umkhankaso wokuthungatha kulandela isigameko sokudutshulwa kubulawe abantu ababili endaweni yokucima ukoma eHammarsdale, entshonalanga yeTheku. Abesilisa ababili abaneminyaka eko-20 kubikwa ukuthi badutshulwe bephuza nabangani ngeSonto, kulandela ingxabano okusolakala ukuthi isuke kubangwa…
BAKHALA NGOKUVALELWA NGAPHANDLE EMABANDLENI ABE-LGBTQI EKZN
Isishoshovu saseThekwini u-Aluta Humbane sizwakalise ukudumala ngokuqhubeka nokuvalelwa ngaphandle komphakathi we-LGBTQI ngabanye abaholi bezenkolo. Lokhu kuza ngemuva kokuthi i-Anglican Church of Southern Africa isanda kusichitha isiphakamiso sokuthi kubusiswe abathandana nobulili obufanayo ezifundeni…
BAJABULELE IDILI LOMCULO ABATHANDI BAKAMASKANDI EMNAMBITHI
Kube wusuku lwenjabulo nobumnandi kubathandi bomculo kamaskandi baseMnambithi ngoMgqibelo wpmhlaka-28 kuMandulo. Lomcimbi waminyaka yonke owaziwa ngokuthi yi-150 Maskandi Festival ohlelwa yinkampani ehlelala imicimbi iBanzi Production uheha abantu abaningi abasuka ezingxenyeni eziningi zaKwaZulu-Natal…
OWASENDLUNKULU NOSIZO LOKUPHUCULA IMPILO YABAHLALA EMGWAQENI BASE MNAMBITHI
Kusuke isidumo umphakathi waseMnambithi uthuswa ukusabalala kombutho ‘ongaziwa’ obudlubhe ezamasosha unkanise enkabeni yedolobha nasezindaweni ezakhele idolobha ngoLwesihlanu oluhule. Abanye bebesola lombutho ngokuthi uthatha ngendlunzula abantu abahlala emgwaqeni nobekungaziwa ukuthi bayiswa kuphi. Leliphephandaba…
UZOGCOTSHWA NJENGEPHINI LEMEYA ENTSHA YASOTHUKELA USHLALO WENKATHA OTHUKELA
kulindeleke ukuba usihlalo weqembu leNkatha freedom Party oThukela uMnu. Mbuzeleni Mkhize agcotshwe njengephini leMeya yomkhandlu uThukela. Lezi zindaba zibonakale ezinkundleni zokuxhumana lapho amalunga eNkatha efake khona ubuso bakhe uMkhize bemuhalalisela. Ngokwalemibiko, umkhize…
UMNYANGO UCUTHE NGEZIGUGULA EZINDAWENI OKULINDELE IQHWA KUZE KULEMPELASONTO
Uhulumeni wesifundazwe saKwaZulu-Natal umemezele ukuthi amathimba ezimo eziphuthumayo ami ngomumo, njengoba kulindeleke ukwehla kwamazinga okushisa kanye namathuba okuphinde likhithike kulempelasonto. Yize iSouth African Weather Service (SAWS) ingakakhulumi ngokuxwayisa okusemthethweni ngesimo sezulu, le…
UBE NOMUNYU EVALELISA KUPIRATES OYOJOYINA AMAZULU
Johannesburg – Lowo owayengunozinti we-Orlando Pirates, uRichard Ofori, usevalelise ngokusemthethweni kumaBhakabhaka njengoba elungiselela ukuya kuMaZulu. Ngemuva kokuhlala amasizini amane kuPirates, u-Ofori ubeyingxenye yeqembu labadlali abadedelwe yiqembu ekupheleni kwesizini edlule. Lo nozinti waseGhana,…