Kuboshwe abantu abathathu bokufika kuleli ngesikhathi kuqhubeka umkhankaso owenziwe ithimba lezinhlaka ezahlukene okubalwa amaphoyisa, onogada abazimele, aboMnyango wezokuThutha kanye nabezoMnyango wezaseKhaya. Lo mkhankaso obusezindaweni ezakhele -iDundee neGlencoe ububandakanya izivimbamgwaqo, kwandiswe nokuqapha enkabeni…
BAKHALA NGOKUVALELWA NGAPHANDLE EMICIMBINI ABAFANA BAKAMGQUMENI
Iqembu likamaskandi Abafana bakaMgqumeni babhekene nenkinga yokungaqashwa. Leliqembu okucula kulo uNelisani kanye noSkhevane Mseleku bakhala ngokuvalelwa ngaphandle emicimbini kaMaskandi. UNelisani ekhuluma nabezindaba uthi kulenyanga baqashwe kathathu kuphela nakhona akusiyo imicimbi emikhulu. Uthe…
INJABULO IZAGUGA ZAKHELWA INDLU EMTSHEZI
IMeya inikelele umndeni wakwaDubazane endaweni yaseMahhashini elokishini laseWembezi ngendlu enamagumbi amane. Lomndeni obusuhlala phansi kwezimo ezibucayi emva kokuthi indlu yawo yadilika kuhlasele izimvula nezikhukhula eminyakeni edlule. UMnumzane Dubazane nowakwakhe bamukele lendlu kwiMeya…
IKHANSELA LIVULELE ABACEKELE PHANSI ISIPHEHLIMANZI ENDAWENI
Usunike amaphoyisa izinsuku eziyisikhombisa umphakathi waseMoba eMnambthi ukuthi ubophe abantu abathintekayo ekucekelweni phansi kwengqalasizinda yamanzi kuleyandawo. Ilunga lomphakathi kanye nekhansela laseMoba bavule icala lokucekelwa phansi kwenqqalasizinda kahulumeni namuhla ekuseni. Ilunga lomphakathi uMnu….
UTHOLWE EGQOKE IZIMPAHLA ZIKAMUFI OSOLAKALA NGOKUBULALA UTHISHA
iSouth African Police Service (SAPS) iphenya icala lokubulala ngemuva kokulunywa indlebe ngokusolisayo lapho kuhlala khona othisha ngaphakathi eKgololosego Secondary Schoo eFree Statel. Ngesikhathi befika bafice abesifazane abathathu ababikele amaphoyisa ukuthi kunomngani wao…
KUKHALWA NGOZENZA UNGQONGQOSHE KUFACEBOOK AQOLE ABANTU IZIMALI ZABO
Kubikwa ukuthi kunomuntu osebenzisa imininingwane kaNgqongqoshe Wezokuqashwa Nezabasebenzi, uNomakhosazana Meth kuFacebook ukuze aqole abantu ngokubakhohlisa ngokubathembisa amathuba okutshala imali mbumbulu ku-inthanethi. Ungqongqoshe usekhiphe isexwayiso emphakathini, ewuxwayisa ngomkhonyovu kuFacebook lapho lomkhohlisi ezenza yena,…
INKINGA YEZIMALI KWEZEMFUNDO IZODALA UKUTHI KUNCISHISWE ITHISHA – GWARUBE
UNgqongqoshe Wezemfundo esemazingeni aphansi, uSiviwe Gwarube, uthi umkhakha wezemfundo ubhekene nenkinga enkulu yezimali. UGwarube uthi njengoba uhulumeni ebanciphisele isabelomali izifundazwe eziyisikhombisa zizothwala kanima kuleminyaka emine ezayo. UNgqongqoshe uveze lokhu ngesikhathi exoxisana nabezindaba…
INTOKOZO IMEYA YETHULA UHLELO LOMGWAQO OLUZODLA 29 MILLION ELANGA LIBALELE
Uhluleke nokuzibamba umphakathi wasendaweni yaseSigodlweni eMtshezi ngesikhathi kwethulwa ngokusemthethweni usonkontileka ozokwakha umgwaqo kulendawo. Lendawo engaphansi kukaward 18 ngaphansi kukamaspala iLangalibalele esifundeni sasoThukela oholwa iMeya uKhansela Mduduzi Myeza ibisihlale iminyaka inenkinga yemigwaqo engemihle…
IFUNA KUHLELWE INGOMA YASE ALFRED DUMA INTSHA YASE MNAMBITHI.
Umphakathi wase Mnambithi ugubhe iminyaka engamashumi ayisikhombisa kwavuselelwa umkhosi weLembe kwaZulu. Izindawo ezakhele uMnambithi zibe nalomgubho ngezindlela ezihlukene njengoba bekuvunywa ingoma kuhutshwa amahubo kudliwa ukudla kwesintu kuphinde kufundiswane ngomlando kaZulu. Kanjalo nemukhuba…
KULINDELEKE UKUTHI YEHLE INTENGO YOKUDLA KULELI
Iqembu i-Pietermaritzburg Economic Justice and Dignity Group lithi lilindele ukuthi amanani okudla ehle. Lokhu kulandela isinqumo seBhange Elikhulu LaseNingizimu Afrika sokwehlisa izinga lenzalo ngamaphuzu angu-25, ukuze libe ku-8%. Lokhu kube okokuqala ukuthi…
BASIZWE U-MR PRICE ABALIMI ABASAFUFUSA BAKAKOTINI KWAZULU-NATAL
Abalimi abancane Bakakotini eMakhathini Flats, edolobheni laseJozini ngaphansi kwesifunda sase-uMkhanyakude, enyakatho yeKwaZulu-Natal, abebebhekene nezinselelo zokwenza imali emsebenzini wabo onzima, bathole ithuba elisha. Abalimi bebebhekene nokushoda kwezinsiza, imishini, kanye nemakethe, okubenze bangakwazi ukuthola…
INKANTOLO ICHITHE ISICELO SIKAKHUMALO SOKUQHUBEKA NOKUSAYINDA IZIMALI ZE-MK
Owayengumholi weqembu uMkhonto weSizwe (MK), uJabulani Khumalo, uhlulekile emzamweni wakhe enkantolo yasePitoli yokuba aqhubeke abe ngomunye ogunyaziwe ukusayina kwi-akhawunti yasebhange yeqembu. INkantolo eNkulu yasePitoli inqabeisicelo sikaKhumalo yize noma ebeme ngokuthi isinqumo sokuxoshwa…