Ucwaningo lwe-Human Sciences Research Council (HSRC) lukhombisa ukuthi abantu ababalelwa kwezigidi ezimbili baphila negciwane lesandulela ngculaza i-HIV KwaZulu-Natal. Lolu cwaningo luthole ukuthi uma kuqhathaniswa nezinye izifundazwe, KwaZulu-Natal inesibalo sesibili esiphezulu sabantu abane-HIV…
USHAYISE IVENI YAMAPHOYISA WABALEKA UMSHAYELI WELOLI EPOMOROYI
Umshayeli weloli ushayise imoto yamaphoyisa ngolwesihlanu eMsinga ePomoroyi maqede wacela empunzini. IPhephandaba lilandiswe nguthisha wase Lotto Primary ngalengozi uthe” Iloli litholane phezulu neveni lamaphoyisa ebelisuka esteshini samaphoyisa iHelpmakaar linamaphoyisa amabili. Amaphoyisa alimele…
USHIYE ANGALAZI UJACINTA KWABAMSOLA NGOKUGUDLA UPENNY NTULI KUFACEBOOK
Ushiye angalazi umsakazi weVuma FM kwabamsola ngokuzama ukumxabanisa noPenny Ntuli ngokumgcoba njengomuntu onomona nozama ukuntshontsha ukugqama kukaPenny. UJacinta MaNgobese Zuma ungene kuFacebook wakhe onabalandeli abangaphezu kuka 300 000 wakhwela wadilika kubantu athi…
U-ESKOM UTHI USENDLELENI UZOLUNGISA UGESI EZINDAWENI EZIPHAZAMISEKILE EMNAMBITHI
Izikhulu zakwa-Eskom eKZN zithi sebeyibuyisele ugesi ezingxenyeni ezintathu kwezine zezindawo ebezithintekile yisimo sezulu esinamandla sangoLwesihlanu. Imvula enamandla neqhwa kushiye imiphakathi eminingi, okuhlanganisa e-Underberg, Pietermaritzburg, Empangeni, naseNewcastle, Ladysmith ingenagesi. Ochwepheshe bakwa-Eskom baphuthunyiswe kulezi…
UMNYANGO WEZASEKHAYA UZOCUBUNGULA UKUTHI UNGAKANANI UMONAKALO ODALWE YISIMO SEZULU SANGEMPELASONTO
Izikhulu zikahulumeni basekhaya zithi seziqala ukubala izindleko zomonakalo odalwe ukukhithika kukangqoqwane kulempelasonto. Leli qhwa elikhulu lishiye izinkulungwane zezimoto zibambekile eN3 eduze kwaseVan Reenen’s Pass. Kuphuthunyiswe izinhlelo zokutakula kanye nosizo, kodwa owesifazane oshonile…
UBANJWE NEZIDAKAMIZWA ESISWINI E-OR TAMBO OWESIFAZANE WASENAMIBIA
Owesifazane oneminyaka engu-30 ongowokudabuka ezweni laseNamibia uboshiwe e-OR Tambo International Airport ngenxa yokushushumbisa izidakamizwa. Amaphoyisa athi ufike evela eSão Paulo, eBrazil, wabe esemiswa izikhulu ezibhekele imigwaqo yokungena ezweni. Ngemuva kokuboshwa, wathathwa wayiswa…
IPHEPHANDABA LAKHO LANGOMHLAKA 23 KUMANDULO 2024
https://simplebooklet.com/uthukelanewstimes
LUKHULU LUYEZA LUYANYELELA KOWE 150 MASKANDI FESTIVAL YALONYAKA
Uthembisa into yamehlo umsunguli womcimbi kamaskandi i-150 maskandi Festival kulonyaka. UMnmzane Sihle Cindi ongumsunguli nomhleli walomcimbi waminyaka yonke obanjelwa edolobheni laseMnambithi uthi izinhlelo zalonyaka zalomcimbi zihamba kahle kakhulu futhi ufuna ukubonisa abalandeli…
AJABULELE UKUBONA UNGQOQWANE NGAMEHLO AMA-2000 ASEMNAMBITHI
Bekuyinjabulo yodwa kwiningi labantu abasebasha basendaweni yaseMnambithi nakwezinye izindawo ezakhele umaspala uThukela ngempelasonto. Ukusa kosuku lwangoMgqibelo kube ngokungejwayelekile kakhulu kwizakhamuzi zakulendawo ngesikhathi kusa kulele ungqoqwane omhlophe othe qwa. Longqoqwane udalwe ukukhithika okubangelwe…
UDUBULEKE NGEPHUTHA EMATHUNENI WASHONA KUGCINWA “UMKHUBA”
UThapelo “Maduna”Miya saseWembezi eStcourt udubuleke washona emathuneni eMtshezi elokishini laseWembezi. Osukwini lwayizolo uThapelo ubehambele umngcwabo emathuneni eWembezi ngenkathi kuqhunyiswa izibhamu ngeshwa wadubuleka. Abebesemathuneni bathi kuthe ngesikhathi kungcwatshwa kwabe sekuqhunyiswa izibhamu, lokhu abakubiza…
BAYASIXHAPHAZA OMASTENDE – Abafundi baseMnambithi Tvet
Bakhala ngokuxhashazwa omastende abafundi base Mnambithi Tvet College. Labafundi iningi labo elisuka kwamanye amadoloba nezinye izifundazwe bakhala ngokuthi bahlaliswa ngaba-5 nangaphezulu endlini eyodwa kodwa bakhokhiswe enkulu imali le. Abanye abafundi (abacele ukufihlwa)…
IMANTSHI IYALELE UMNYANGO UKUTHI UKHOKHELE UMAKHENIKHA OWAHLUKUNYEZWA NGAMAPHOYISA U-R270 000 WESIXEPHEZELO
Umkhenikha odabuka ezweni laseMozambique, uVigo Manuel Macamo, inikezwe isinxephezelo esingu-R270,000 ngemva kokuboshwa ngokungemthetho nokushaywa ngamaphoyisa eSoweto ngo-2019. INkantolo eNkulu ithole ukuthi amaphoyisa, uSgt Risonga Maluleke noSgt Davidson Mutavhatsindi, bacwasa ngokobuzwa lomlisa ngesikhathi…