Amaphoyisa eThekwini Metro axwayisa abashayeli bezimoto ukuthi bagweme ukusebenzisa amaphakethe ezinombolo ezisebenzisa ifonti engeyona. NgoLwesibili, bajezise umshayeli otholakale eshintshile izinombolo zemoto yakhe kanye nokuguqula ukusimamisa kwemoto. Okhulumela amaphoyisa eMetro, uBoysie Zungu, uthe…
UGWETSHWE ODILIKA JELE ABAYISITHUPHA OWABULALA ABADAYISA NGOMZIMBA
USifiso Mkhwanazi ugwetshwe odilika jele abayisithupha yiNkantolo ePhakeme yaseGoli. NgoMashi, lo mlisa oneminyaka engu-21, watholakala enecala lokubulala abesifazane abayisithupha abasolwa ngokuba yizisebenzi zocansi, phakathi kuka-Ephreli no-Okthoba ka-2022. Izidumbu zalaba besifazane zatholakala ebhizinisini…
BASHAYA AMAKHALA NGAMAHOLO ABASEBENZI EZITOLO ZEGILOSA KULELI
Umbiko wakamuva owenziwe yinhlangano i-Just Share uveza umehluko omkhulu emiholweni phakathi kwabaphathi abakhulu (ama-CEO) kanye nezisebenzi eziphansi ezinkampanini ezinkulu zaseNingizimu Afrika, iWoolworths neShoprite. Umphathi omkhulu weWoolworths, uRoy Bagattini, uthole imali engu-R122.5 million…
ILOLI LISHAYISE I-AMBULENSE KUTHELAWAYEKA U-N3 KWALIMALA IZIGULI
Abezimo eziphuthumayo baphuthume emgwaqweni omkhulu i-N3 eduze kwe-Church Street offramp ngaseMgungundlovu. Kulengozi iloli belithatha umgwaqo ophumayo lapho lashayisa khona umuntu ohamba ngezinyawo, ngaphambi kokushayisa i-ambulensi. Ngemuva kwalokho, iloli linyuke igquma lase lize…
UZIZWA EYIQHAWE OTHOLE INDONDO KUMA KZN NAMUHLA AWARDS.
Akakwazi nokuzibamba ngenxa yenjabulo umculi kamasikandi wase Kranskop ohlomule ngendondo kuma Awards aseThekwini ngesonto eledlule. USkhiye Seventure wasesgodini saseMgoshongweni ukhale wemuka nendondo yeBest Maskandi New Comer emcimbini wezindondo ohlelwa nguNkk Sheila Mhlongo…
SEZIZOBA NOGESI WE-PREPAID IZIKOLE ZAKWAZULU-NATAL
UMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal wamukele ngezandla ezimhlophe umkhankaso kaMasipala waseThekwini wokufaka omitha abhadalwayo ngaphambi kokusetshenziswa ezikoleni. Izikole eziningi esifundazweni zisanda kunqunyelwa ugesi namanzi ngenxa yokungakhokhelwa kwezikweletu. Cishe izikole eziyi-1,000 eThekwini zithola amanzi nogesi…
AMAPHOYISA AKWAZULU NATAL ACELA UKUFUNISWA LENSIZWA EGIYA NGESBHAMU
Amaphoyisa aseKwaZulu-Natal acele usizo emphakathini ekutholeni uLinda Hlengwa, ofunwa mayelana namacala okuphatha isibhamu esingekho emthethweni kwesibhamu kanye nezinhlamvu. UHlengwa waboshwa ngomhlaka 20 kuJulayi 2020 ngemuva kokutholakala ephethe isibhamu nezinhlamvu e-Ukuthula Street, eSt…
ISICELE USIZO LWEZEZIMALI INKAMPANI YEZIKHAFUTINI EDUMILE KULELI
I-Tupperware Brands, umkhiqizi owaziwayo wezikhafutini zokugcina ukudla, ufake isicelo sokuvikelwa kokuqothuka kweSahluko 11. Le nkampani ibhekane nokwehla kokuthengiswa eminyakeni yakamuva futhi yaxwayisa ngonyaka odlule ukuthi isimo sayo sezimali sibucayi. Isikhulu esiphezulu uLaurie…
BANGU 2.5 MILLION ABANTU ABAQHASHWE AMABHIZINISI ASEMALOKISHINI KULELI
Ngokwe-South African Development Plan, u-90% wemisebenzi emisha kumele idalwe ngokusebenzisa amabhizinisi amasha ngaphambi kuka-2030. Ucwaningo olwenziwe yi-Gordon Institute of Business Science (GIBS) Entrepreneurship Development Academy lubonisa ukuthi amabhizinisi asemalokishini anika aqhashe abantu…
ANGAHLE ASHIYE KUPIRATES UZAKHELE LEPASA
Umgadli we-Orlando Pirates, uZakhele Lepasa, kungenzeka ukuthi ajoyine iSuperSport United ngaphambi kokuthi kuvalwe iwindi lokuhwebelana ngoLwesihlanu. ULepasa ubonakala engasatholi ithuba lokudlala ngaphansi komqeqeshi uJose Riviera. Lokhu kulandela ukudedelwa komunye umdlali wePirates, uLesedi…
KUBONGWE USOMATEKISI ONGASEKHO KWETHULWA UGESI EMAPULAZINI ASE LUSITENIA
Umphakathi owakhele amaplazi ase Lusitenia kanjalo namakhansela batuse iqhaza likasomatekisi wendawo ongasekho uMnu. Mthofi Ngwenya ngokuba isishoshovu esilwela intuthuko emphaka base maplazini. UNgwenya ungomunye wabantu abebefuna umaspala wase-Alfred Duma ufake ugesi emapulazini…
KUBOSHWE ABASEBENZI ABAGWAZISA NGEZINCWADI ZOKUSHAYELA- EMPUMALANGA
Abe Road Traffic Management Corporation (RTMC) bathi sekuboshwe omunye umsebenzi wesikhungo sokwenza izincwadi zokushayela eMpumalanga. Lomsebenzi uboshwe ngezinsolo zokugwazisa abantu ukuze bathole izincwadi kulesiya sifundazwe. Izolo, amaHawks abophe abantu alishumi nantathu (13)…