NELSPRUIT – Izakhamuzi ezine zaseMozambique ezikuleli ngokungemthetho, ezineminyaka ephakathi kuka-17 no-39 ubudala, zizovela eNkantolo yeMantshi yaseSabie namuhla. Babhekene necala lokwephula umthetho i-Immigration Act waseNingizimu Afrika kanye nokumba ezimayini zakuleli ngokungekho emthethweni. Ukuboshwa…
KUDUTSHULWE KWABULAWA OWESIFAZANE EMGWAQENI UFLORIDA ETHEKWINI
Ngaphambi kuka-1 ekuseni namhlanje, abezimo eziphuthumayo ze-ALS baphuthume esigamekweni sokudubula endaweni yokudlela edume kakhulu kuFlorida Road eThekwini. Uma befika, abosizo lokuqala bathola amaphoyisa eMetro kanye nabasebenzi abaningi bezokuphepha. Bakhomjiswa lapho kulele khona…
BAZOHLEKA BODWA ABASHAYELI KULELI HLOBO
Abashayeli bezimoto baseNingizimu Afrika bangalindela okunye ukwehla okukhulu kwentengo kaphethiloli ekuqaleni kwehlobo, kusho i-Automobile Association (AA). I-AA ibike ngalombiko ongakaqinisekiswa ovela ku-Central Energy Fund (CEF), ethi amanani kaphethiloli, udizili, kanye ne-paraffin akhombisa…
BAZOVELA ENKANTOLO KUSASA ABANGU 30 ABATHINTEKA KUMGUNYATHI WEZINCWADI ZOKUSHAYELA EMELMOTH
Kusasa, ngoLwesithathu, umhla ka-18 Septhemba, abantu abangu-30 bazovela eNkantolo yeMantshi yaseRichards Bay kulandela ukuboshwa kwabo ngokuxhumana nobugebengu bokukhishwa kwamalayisensi abashayeli nge-R2,500. Lokhu kwenzeke eMelmoth Driving Licence Centre ngaphansi kukaMthonjaneni Local Municipality. Ekuqaleni,…
ZIZOVULELWA KULELIVIKI IZICELO ZIKA-NSFAS KA 2025
UMnyango Wezemfundo Ephakeme umemezele ukuthi izicelo zeNational Student Financial Aid Scheme (NSFAS) zonyaka wezifundo ka-2025 zizovulwa ngoLwesihlanu, 20 Septhemba. Bekuhlelwe ukuthi zivulwe ngoMsombuluko, 16 Septhemba, kodwa zaphuthunyiswa ngenxa yokuxoxisana nababambiqhaza, okwaphothulwa ngeSonto….
I-ROAD ACCIDENT FUND ITHI AYISENAMALI
Umkhandlu Wezimali Zezingozi Emgwaqeni (i-RAF) uthi ubhekene nobunzima ekutheni uqhubeke usebenza, ngenxa yokuthi intela kaphethiloli ayikashintshi iminyaka emithathu ilandelana. U-RAF usebenzisa kuphela kwimali evela kwintela kaphethiloli ezweni, esele ku-R2.18 kusukela ngo-2021. Ngesikhathi…
ABESIFAZANE BAKULELI BASENGOZINI YOKUNGENWA YISIFO SIKASHUKELA KSUKELA EMINYAKENI ENGU – 22 KUPHELA
Ucwaningo olwenziwe i-World Health Organization (WHO) kanye neWits University luveze ukuthi abesifazane abasha abaneminyaka engu-22 banengozi enkulu yokuthola isifo sikashukela kanye nomfutho wegazi ophezulu. Lolu cwaningo, olubeyingxenye yohlelo olukhulisa impilo oluholwa amazwe…
IHLAZO UMNAMBITHI UVELA KUZE KUBE KABILI OHLELWENI LWABANTU ABAHLUKUMEZA IZINGANE
Usamangele futhi ukhathazekile umphakathi waseMnambithi emva kokuvela kwabalisa ababili bakulendawo ohlelweni lweDSTV Moja Love oluveza luphinde luvulele amacala abantu abalala nezIngane ezincane. Loluhlelo olushayelwa nguThemba Nofemele lugasele eMnambithi nalapho liqale lahlasela umlisa…
ISIFUNDAZWE IGAUTENG KUNGENZEKA UKUTHI SILAHLEKELWE NGOTHISHA ABANGU 3000
Umnyango Wezemfundo eGauteng ubhekene nemiphumela yokuncishiswa kwesabelomali ngo-R4.5 billion, okubeke encupheni izikhala zothisha ezingaphezu kuka-3,000 engcupheni. UMEC Matome Chiloane uveze ngoLwesihlanu ukuthi umnyango ubhekene nezinselelo ezinkulu ngenxa yokuncishiswa kwesabelomali. Nakuba lezi zinkinga…
KULIMALE ABAHLANU KUPHENDUKA IMOTO ENCANE KUTHELAWAYEKA U-N2
Kubizwe abezimo eziphuthumayo emva kokuginqika kwemoto encane kuthelawayeka uN2 maduzane nendawo yaseMhlali entshonalanga nesifundazwe saKwaZulu Natali izintatha zanamuhla. Abezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko bathola ukuthi imoto encane ebithwele abantu abahlanu iginqike yaphenduka…
IZOBHEKANA NESINYE ISITHANGAMI SOKUVEZA UKUNGAYETHEMBI IMEYA YASENDUMENI
Imeya kamaspala waseNdumeni UKhansela Siyabonga Ndlovu uzophinde abhekane nesithangami esihlose ukuveza ukungayethembi ngaphansi komasipala iNdumeni kuleliviki eliqalayo ngomhla ka 18 September. Uzokhumbula ukuthi uke wabhekana nesimo esifanayo ekuqaleni kwalonyaka ngesikhathi ilunga leqembu…
UBUYELA ENKANTOLO NAMUHLA ULONGWE TWALA NGAMACALA OKWEBA AWAVULELWA NGUYISE
Icala likaLongwe Twala, indodana yomculi odumile uSello Chicco Twala, kulindeleke ukuthi liqhubeke eNkantolo yeMantshi yaseRandburg namuhla. UChicco wavula icala lokuphanga nokweba evulela amadodana akhe amabili uLongwe noSello eDouglasdale police station ekuqaleni kwale…