UMkhosi woMhlanga wakulo nyaka ulindele uukuthi uqophe umlando wokuba mkhulu kunayo yonke eyake yaba khona, njengoba izohanjelwa amatshitshi angaphezu kuka-40,000, okuyisibalo esiphakeme kunaseminyakeni eyedlule. Lo mkhosi waqala ngo-1984 lapho iNdlovukazi uShiyiwe Mantfombi…
KUGWAZWE KWABULAWA UMFUNDI EBERGVILLE EMVA KWENGXABANO KUBANGWA INTOMBI
usathuthumela namanje umphakathi wasendaweni yasePotshini eBergville emva kokugwazwa kubulawe umfundi webanga leshumi nanye. Lomfundi obefunda esikoleni iPotshini High School khona endaweni, kuthiwa ugwazwe ngomunye wabafana okungacaci noma naye ubefunda khona yini esikoleni….
KUTHOLAKALE UMBUNGU ESITAMKOKWENI EZAKHENI
Amalungu omphakathi eZakheni, KwaB, ashaqekile ngemva kokuthola umbungu estamkokweni ngesikhathi kuqhutshwa umkhankaso wokukhuculula izitamkoko endaweni. Lo mbungu utholwe ema-one-room eZakheni. Amawphoyisa easelokishini eZakheni abikeliwe ngaloludaba kanti kuze kwafika isikhathib sokushicilela kungakaziwa ukuthi…
UKHOZI LUZOPHENYA NGODABA LUKA SIYA MHLONGO
Umsakazi woKhozi FM, uSiya Mhlongo, usolwe ngokushaya alimaze umuntu abesondelene naye, usenqume ukuzicelela ikhefu emsebenzini ukuze abhekane nezingqinamba zakhe zangasese. Lokhu kuqinisekiswe ngumkhulumeli weSABC, uNksz Mmoni Seapolelo, othe lo msakazi ubhalisele ikhefu…
KUBOSHWE UNOGADA OTHOLAKALE NENHLOKOHLELA YESIBHAMU ESINGEKHO EMTHETHWENI
Ithimba lamaphoyisa kaMasipala weTheku lisanda kuqhuba umkhankaso womshoshaphansi e-Heavenside, e-Chatsworth, okuyisizinda esidumile sezinto ezithinta izidakamizwa. Ngesikhathi amaphoyisa esebenza, ahlangane neFord Ranger esiliva esolisayo. Abesilisa ababili abebesemotweni bamise imoto yalamaphoyisa ebingamakiwe ukuthi eyamaphoyisa….
SIGCINE SIDLULILE EMHLABENI ISAGUGA ESIQULEKE SIYOHOLA IMPESHENI.
UGogo waseSekhukhune esifundazweni saseLimpopo uquleke ebambe ulayini wokuhola imali yempesheni ngoLwesithathu eMoutse Mall. UMariah Mathabatha oneminyaka engu 85 wase Ntwane eDenilton ngaphandle kwase Groblersdal, ubengaphathekike kahle futhi engafanele ukuma kulayini. Uphuthunyiswe esibhedlela…
SEBELETHELWA NGUGANDAGANDA WEKHANSELA AMANZI ABANTU BASE DUKUZA EBERGVILLE
Sebelinda ugandaganda kakhansela ngemiphongolo nangezigubhu abantu base Dukuza e Bergville ukuze bathole amanzi okupheka nokuwasha. Kanti lopmhakathi uthi usugada nje ukuduma kukagandaganda sebeyazi ikhansela namanzi bathi sebebe nenkinga yeminyaka yamanzi kodwa selokhu…
UMASPALA WASE ALFRED DUMA UXHASE IZINTOMBI ZOMHLANGA
Zizoba ngaphezulu kwekhulu izintombi ezizohambela umkhosi womhlanga walonyaka ezisuka kumaspala wase Alfred Duma. Kubenomhlangano wonomehlo kanjalo nobuholi bamaspala wase Alfred Duma lapho bebezohlela uhambo lwezintombi lwangempela sonto ezayo lapho izintombi zibheke esigodlweni…
UZOVELA ENKANTOLO UMQEQESHI OSOLWA NGOKUNUKUBEZA ABAFANA ABANGU 40 NGOKOCANSI EVERULAM
Iziinhlangano ezilwela amalungelo abantu zihlele umbhikisho ngaphandle kweNkantolo yeMantshi yaseVerulam ngoLwesine, lapho kuzovela khona umqeqeshi webhola wesikole oneminyaka engu-57 ubudala ngamacala okunukubeza ngokocansi abafana abangu-40 endaweni yaseWaterloo. Umsolwa, okubikwa ukuthi ufundise izisulu…
UGIXABEZWE NGESOBUKAPUTENI KWIBAFANA UTHEMBA ZWANE
Umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos, useqoke uThemba “Mshishi” Zwane ukuthi abe ngumholi weqembu emidlalweni ezayo yokuhlunga ye-Africa Cup of Nations (Afcon), njengoba uRonwen Williams, ukaputeni oqokwe ngokusemthethweni, usazama ukululama ekulimaleni akuthole esikhathini…
KUSOLWA UTHISHA NGOKUNTSHONTSHWA KWEMALI YESTOKUFELA SOTHISHA ETUGELA FERRY
Esigamekweni sokuphanga esashaqisa othisha, izigebengu zigasele eMsizeni Combined School eTugela Ferry, eMsinga, zatshontsha imali engu-R42,000 yesitokofela ebesidlalwa othisha kanye namakhompyutha esikoleni. Lesi sigameko senzeke ngesonto eledlule ngesikhathi izigebengu ezine ezihlome ngemimese nesibhamu,…
KUKHUTHAZWA ABALIMI UKUTHI BATHATHE UMSHWALENSE WEZITSHALO ZABO
Abalimi bakhuthazwa ukuthi bathathe imshwalense wezitshalo ukuze bazivikele ezingozini ezandayo kwezolimo, njengesomiso, izikhukhula, isichotho, isithwathwa nemililo yequbula. Njengoba umkhakha wezolimo ufaka imali elinganiselwa kumabhiliyoni angama-R400 ku-Gross Domestic Product (GDP) yaseNingizimu Afrika futhi…