Izakhamuzi ezimbili zaseCameroon, uJude Yaya Oka no-Evans Akor Tiku, bavele eNkantolo yeMantshi yasePitoli ngoLwesithathu, 04 September 2024. Babhekene namacala ahlobene nezinsolo zokukhiqiza imali engumbombayi yaseNingizimu Afrika neyaseMelika. Lokhu kulandela ukusebenza ngokubambisana kwethimba…
KUSHODA IMITHI YOKUHLELA UMNDENI EMTHOLAMPILO YAKULELI
Ucwaningo olwenziwe yi-Stop Stockouts Project (SSP) lubonisa ukuthi izinsiza zokuhlela umndeni ziyashelela ezikhungweni zezempilo eNingizimu Afrika. Lolu cwaningo lwenziwe ngokubambisana nezinhlangano ezihlanganisa i-Doctors Without Borders, i-Rural Doctors Association of SA, i-Rural Health…
KUTHOLAKALE IZIKHALI EZETHUSAYO EZINGANENI ZESIKOLE EMPUMALANGA
Ngomhla zi-3 kuMandulo wezi-2024, uNgqongqoshe wezokuPhepha, nokuXhumana koMphakathi eMpumalanga uJackie Macie wahola ithimba lamaphoyisa emkhankasweni owawungalindelekile ezikoleni ezine endaweni yamaphoyisa eMasoyi. Lo msebenzi ubuyingxenye yoHlelo Lokuphepha Ezikoleni, olwenziwa ngokubambisana noMnyango wezeMfundo nezinye…
BAHLALELE OVALWENI ABAZALI NGOKUZIBULALA KWEZINGANE ZASEMHLANGANYELWA SECONDARY EMNAMBITHI
Omunye wabazali bezingane zesikole esiseMnambithi endaweni yaseHopslandiMhlanganyelwa Secondary School ongathandanga ukudalulwa ubhalele iphephandaba uThukela News Times edalula ngodaba olungabaphethe kahle bengabazali babantwana. “ kunento ebuhlungu eyenzakalayo kodwa iyazitshwa, izingane ziyazibulala kodwa lento…
KUZOKWAKHIWA ESINYE ISIGODLO SESILO EBALLITO
UNDUNANKULU kaZulu uMfundisi Thulasizwe Buthelezi usememezele izinhlelo zokwakha isigodlo esisha seNkosi uMisuzulu KaZwelithini eBallito ngaphansi kukamasipala wesifunda iLembe. Lesi simemezelo senziwe ngesikhathi kunomcimbi kahulumeni eDokodweni, enyakatho yeKwaZulu-Natal, ngoLwesihlanu. Lesi sigodlo sihlose ukuhlonipha…
BABOSHIWE ABASOLWA NGOKUDUBULA BABULALE UYISE NENDODAKAZI EMANDENI
Emkhankasweni ophuthumayo, amaphoyisa aseMandeni abophe abasolwa ababili ngemuva kwamahora ambalwa bedubule babulala abantu ababili endaweni yaseMangethe ngoMsombuluko ntambama. Lesi sigameko esibuhlungu senzeke eMakhwanini, lapho kudutshulwe kwabulawa indoda eneminyaka engu-62 nendodakazi yayo eneminyaka…
INENTSHISEKELO YOKUCOBELELA ABASHA NGOLWAZI LWEZEZIMALI INTOKAZI YASEMNAMBITHI
Inentshisekelo yokucobelela abanye besifazane abasebencane ngolwazi lwezezimali intokazi yase Mnambithi uSinokwethaba Nsutsha oneminyaka engu 24 ubudala wase mnambithi uthi unesifiso sokusiza ontanga yakhe ngokubacobelela ngolwazi lwezezimali. Lentokazi yase Mnambithi endaweni yase steadville…
INDODAKAZI KAZUMA ISINE NGOKUSEMTHETHWENI EMCIMBINI WESETHEMBISO NONKOSI UMSWATI
Indodakazi yowayengumengameli waseNingizimu Afrika uJacob Zuma ibiphakathi kwamakhulu abesifazane namantombazane abesinela inkosi yase-Eswatini emcimbini wesintu ngoMsombuluko, eqinisekisa ukuthi usethembisene umshado neNgonyama. UNomcebo Zuma, 21, ubephakathi kwabantu abangu-5 000 abavela kulo mbuso omncane…
INDLU ISHE NESIZUMBULU SEMALI YESTOKUFELA SOMAMA EMSINGA
Umndeni wakwaNgubane eMabomvini, eMsinga, ubhekene nenkinga enkulu ngemva kokushiswa komuzi wabo ngomlilo ongaziwa ukuthi uqale kanjani, okushiye umndeni udangele futhi ulahlekelwe yikho konke, kuhlanganise nemali yestokofela esingu-R13 000 yomama bendawo. UNksz Londeka…
INGAPHEZULU KUKA 2000 IMISEBENZI YOTHISHA EZOLAHLEKA EWESTERN CAPE
Umnyango wezemfundo eWestern Cape usezinhlelweni zokumisa othisha ababalelwa ku 2400 ngenxa yokungabi bikho kwemali eyanele. UNgqongqoshe wezemfundo kulesiya sifundazwe uMnu Brent Walters wazise izikole ukuthi umnyango angeke usakwazi ukuqhubeka nothisha abilitoho, uphinde…
USEBOSHIWE ULONGWE THWALA
Loyo oyindodana yomculi wakuleli uChicco Thwala uLongwe uboshiwe ngecalacala lokugqekeza. Kubikwa ukuthi uLongwe kanye nomfowabo uSello Jnr bangene bagqekeza eStudio sikababa wabo bantshontsha iequipment ebizayo. UChicco uqinisekise lezizindaba nabe Daily Sun esho…
KUTHOLAKALE ISIDUMBU SENGANE SINTANTA EMFULENI EZAKHENI KWABOSHWA UNINA
Itholakale intana emfuleni isishonile ingane enonyaka izelwe endaweni yaseZakheni eMnambithi. Usamangele namanje umphakathi waseZakheni emva kwalesi sehlo. Lomtwana kuthiwa utholwe abantu abebedlula ngendlela bude buduze nomfula onQamula kulendawo ngosuku lwangoMgqibelo. Kuthiwa babe…