UNongcebo Faith Ntombela, owesifazane ovume icala lokuhlela ukubulala umyeni wakhe, uCaptain Zwelakhe Ntombela, uveze ukuthi wazama nokusoconga umphenyi wecala, uWarrant Officer Sibusiso Ntshangase. Lokhu kwembulwe ngoLwesihlanu eNkantolo eNkulu yase-Scottburgh lapho uNkk Ntombela…
KUZOSUNGULWA ITHIMBA ELIZOBHEKANA NEZIDINGO ZEMPILO YENGQONDO YAMAPHOYISA
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa uMnuz Senzo Mchunu uthi uzosungula ithimba elizobhekana nezidingo zempilo yengqondo emaphoyiseni. Ubekhuluma emcimbini wokuhlonipha izikhulu ezishone zisemsebenzini. Okungenani amalungu angama-39 abulewe phakathi kukaMashi 2023 no-Ephreli 2024. UMchunu uthi kunemizamo eyenziwayo…
BANGU-21 ABANTU ABASHONE EZINGOZINI ZEZIMOTO EKZN NGEMPELASONTO
Abantu abangu-21 bashone ezingozini ezintathu ezehlukene esifundazweni ngempelasonto. Kushone abangu-12 engozini eyenzeke eGreytown ngoMgqibelo. Enyakatho ye-KZN, kushone abantu abayisithupha ngesikhathi itekisi ebithwele amalungu ophiko lwabesifazane lwe-MK iwabhekisa eNkandla – igingqika yagqamuka amalangabi….
UPICK ‘N PAY UZOVALA INQWABA YEZITOLO KULELI
UPick n Pay, okungezinye zezitolo eziyiketanga ezinkulu eNingizimu Afrika, usuqalile ukuvala izitolo njengengxenye yesu lokuvala noma ukukhiqiza kabusha izitolo eziyi-100. Lesi sinyathelo silandela isitatimende sokuhweba esiveza ukukhula okuncane nezinselelo ezibalulekile ezinyangeni ezinhlanu…
LIFISA KWAKHELWE UMNDENI WASE HOPSLAND INDLU IPHOYISA LASE MNAMBITHI ELISEBENZELA UMPHAKATHI
Asezakhele udumo amaphoyisa amabili asebenzela isiteshi samaphoyisa sase Mnambithi ngokuba usizo emphakathini yasemakhaya. UWarrant Officer Mlungisi Radebe kanjalo no sayitsheni Sanele Dubazane, lezinsizwa ezimbili zivale inyanga yabesifazane ngokuhlanganisela umndeni oswele wase Hopesland…
LICELA UKWAKHELWA UMTHOLAMPILO UMPHAKATHI WASE BURFORD.
Ukhansela wase Burford uMnuz Mthokosizi Khoza kanjalo nomphakathi wase Burford , Hope’sland kanjalo nakwaGodi bacela usizo kosomabhisinisi base Mnambithi naso Thukela ngokwakhelwa umtholampilo endaweni yabo. Umphakathi wase Burford, kwaGodi kanjalo nase Hope’sland…
IMEYA IKHOMBA ABASEBENZI NGENJUMBANE NGENKINGA YAMANZI
Njengoba izinkinga zokuphakelwa kwabantu ngamanzi Othukela zihkezi zihamba phambili, ziningi izinto ezidala lokho.. UMeya woMkhandlu iNkosi Ntandoyesizwe Shabalala ube nengxoxo emsakazweni iGagasi fm nalapho bekhuluma ngezinhlelo zentuthuko kulomkhandlu. Okuvelile ngukuthi njengoba ithimba…
UCOLLEEN MAKHUBELE UTHI UZIZWA ESEKHAYA EMVA KOKUJOYINA IQEMBU LE-MK
Ngemuva kokuba yilungu lamaqembu amathathu ezepolitiki esikhathini esingaphansi konyaka, uColleen Makhubele uthe usethole ikhaya eqenjini loMkhonto weSizwe (MK). Lowo owayeyilungu leCongress of the People (COPE) kanye neSouth African Rainbow Alliance (SARA) umemezele…
KUSHAYISANE INQWABA YAMALOLI KUTHELAWAYEKA NAMUHLA EKUSENI
Abezimo eziphuthumayo eMgungundlovu baphuthume engozini enkulu yokushayisana kwamaloli amaningi ku-N3 Southbound, ngezansi nje komgwaqo uNottingham. Ngesikhathi befika endaweni yesigameko, abezimo eziphuthumayo bathole ukuthi kunamaloli amaningi abebandakanyeke kule ngozi. Abezimo eziphuthumayo baseMidlands EMS…
BEBETHINTEKA EKWEBENI IMFUYO ABADUTSHULWE BABULAWA ONOGADA
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal athi abasolwa abathathu abadutshulwe babulawa ngonogada abazimele eMidlands, basolwa ngamacala odlame kanye nokweba imfuyo. Kukholakala ukuthi laba abathathu babanjwe beba izinkomo ngamalungu omphakathi endaweni yaseNhlazuka ngoLwesithathu. Kuthiwa badubule kancane ngaphambi…
KUQINISWE EZOKUPHEPHA EMNAMBITHI NGENXA YEZIMPI ZAMATEKISI
UNgqongqoshe wezokuThutha KwaZulu-Natal, uMnuz Siboniso Duma, usenyuse ezokuphepha eMnambithi ukuze alungise izinkinga zokuthutha umphakathi nokuqinisekisa ukuphepha kwabagibeli. Umnyango usuphinde wavula i-Operation Shanela, namathimba omthetho ashanela ubugebengu emigwaqeni lapho kusebenza khona iKlipriver Taxi…
BAKHELWE IZINDLU ABAKHAHLANYEZWA ZIKHUKHULA EJONONOSKOP
UMkhandlu uThukela uholwa iNkosi NB Shabalala kanye noMkhandlu wasekhaya iAlfredDuma uholwa nguMeya Zama Sibisi bebambisene nabenhlangano iAl Imdaad Foundation nabaholi ababambe iqhaza bahambele endaweni yase Jononoskop ukuyonikezela ngezindlu. Imindeni emithathu ngaphansi kwaku…