Amaphoyisa aKwaZulu-Natal athi abasolwa abathathu abadutshulwe babulawa ngonogada abazimele eMidlands, basolwa ngamacala odlame kanye nokweba imfuyo. Kukholakala ukuthi laba abathathu babanjwe beba izinkomo ngamalungu omphakathi endaweni yaseNhlazuka ngoLwesithathu. Kuthiwa badubule kancane ngaphambi…
KUQINISWE EZOKUPHEPHA EMNAMBITHI NGENXA YEZIMPI ZAMATEKISI
UNgqongqoshe wezokuThutha KwaZulu-Natal, uMnuz Siboniso Duma, usenyuse ezokuphepha eMnambithi ukuze alungise izinkinga zokuthutha umphakathi nokuqinisekisa ukuphepha kwabagibeli. Umnyango usuphinde wavula i-Operation Shanela, namathimba omthetho ashanela ubugebengu emigwaqeni lapho kusebenza khona iKlipriver Taxi…
BAKHELWE IZINDLU ABAKHAHLANYEZWA ZIKHUKHULA EJONONOSKOP
UMkhandlu uThukela uholwa iNkosi NB Shabalala kanye noMkhandlu wasekhaya iAlfredDuma uholwa nguMeya Zama Sibisi bebambisene nabenhlangano iAl Imdaad Foundation nabaholi ababambe iqhaza bahambele endaweni yase Jononoskop ukuyonikezela ngezindlu. Imindeni emithathu ngaphansi kwaku…
IMEYA YETHEMBISE OMAKHENIKHA IZINDAWO ZOKUSEBENZELA
Ubashiye benethemba omakhenikha abasebenzela eRenke yama tekisi e-Illing Road umeya kamaspala I-Alfred Duma uKhansela Zama Sibisi. Labomakhenikha bacela umhlangano naye ngeSonto eliphelile ngoba bekhala ngokuvaleleka ngaphandle ohlelweni lokwakhiwa kwezindlu zosomabhizinisi abancane abasebenzela…
UVALIWE UTHELAWAYEKA U-N3 NGENXA YOMLILO WEQUBULA
Njengamanje umgwaqo we-N3 Toll Route uvaliwe eningizimu yeWilge Toll Plaza ngaseVilliers eFree State ngenxa yomlilo wequbula. Lo mlilo ubangele ukuthi kubhebhetheke intuthu emgwaqeni wonke, okudale ukuthi abantu bangabonakali kahle kanye nezimo zokushayela…
ULALISWE ESIBHEDLELA OWODUMA LOMCULO WASE – ZCC
ISILOMO somculi we-gospel, uSolly Moholo, obedume ngokudlala izingoma ezishisa izikhotha nenqwaba yezingoma ezishisa izikhotha, ulaliswe esibhedlela eBotswana ngemuva kokugula ngempelasonto. Lo mculi we-“Die Poppe Sal Dans” ubekuleliyazwe lapho ebezocula khona, ekhangisa i-albhamu…
UMCHUNU UQUZE ABAGXEKA AMAPHOYISA ADUBULA IZIGILAMKHUBA EZIWABEKA ENGOZINI
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa uMnuz Senzo Mchunu usenxuse labo abagxeka amaphoyisa ngokubulala izigebengu ezihlome ngezikhali ukuthi bayeke amaphoyisa enze umsebenzi wabo. Amaphoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS) asolwa yizinhlangano ezilwela amalungelo abantu ngokusebenzisa isandla sensimbi uma…
UHLABISA UZA NOHLELO OLUZOSHITSHA OMASPALA ABANGENZI KAHLE KULELI
UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana, uMnuz Velenkosini Hlabisa, uthe uzokhipha uhlelo lokushintsha komasipala abangasebenzi zingakapheli izinsuku ezingu-21. Ubephendula emiphumeleni yakamuva yocwaningomabhuku lohulumeni basekhaya ePhalamende ngoLwesibili, eveze ukwehla ekuphathweni kwezimali zomasipala kusukela ngokhetho lwango-2021. Imali…
KUDUTSHULWE IBHUNGU(20) KUDUNWA IMOTO EMLAZI
Abezimo zokuphepha baphuthume elokishini laseMlazi endaweni yesigameko lapho kudutshulwe khona umuntu oyedwa esigamekweni sokudunwa kwemoto ngezithuba zabehora lesikhombisa ekuseni namuhla. Ngesikhathi amaphoyisa e-SAPS, Metro Police, kanye nezikhulu zomkhondo zithungatha imoto nesisulu, abezimo…
KUBOSHWE ABABILI BOKUFIKA KUTHOLAKALA IZIDAKAMIZWA EZINGABIZA UR2 MILLION ETHEKWINI
Amaphoyisa ophiko lweProvincial Organised Crime Unit, olugxile ebugebengwini obuhlobene nezidakamizwa, abophe amadoda amabili ngokutholakala nokudayisa izidakamizwa ezigamekweni ezehlukene ngoLwesibili, zingama-27 kuNcwaba wezi-2024. Esigamekweni sokuqala amaphoyisa alunywe indlebe ngomlisa odayisa izidakamizwa eMbilo. Bathole…
ABUNGAZE USUKU LOKUZALWA LOMTWANA NABANTWANA AMAKHANSELA ASEDRIEFONTEIN EMNAMBITHI
Lubungazwe amakhansela angaphansi kwe Driefontein usuku lokuzalwa komholi nomsunguli weqembu lenkatha Freedom Party uMntwaana Mangosuthu Buthelezi esikoleni sase Ngula namhlanje. Kulomcimbi bekukhona uMs Phumzile Mabizela wakwa Statistics south africa ngaphansi koThukela, uSomlomo…
UMASIPALA WASEBAQULUSINI UKHALA NGOKUDEDELWA KWESIKHULU SOMKHANDLU ESISOLAKALA EKWEBIWENI KWAMAKHEBULI
UMasipala waseBaqulusi uzwakalise ukukhathazeka ngokuphathwa kwecala lokwebiwa kwamakhebula elithinta isikhulu sikamasipala nosomabhizinisi oqavile eVryheid. Ngesonto eledlule, amaphoyisa athole izintambo ezebiwe komunye wemizi yabasolwa, ngemuva kweminyaka emibili enyamalele. Umasipala uvule amacala angaphezu kweshumi…