Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

USINDI DLATHU UZOBONAKALA EMDLALWENI ISITHA KU- eTV

Posted on 2 October 2024

Umlingisikazi owine izindondo uSindi Dlathu usejoyine uhlelo lukamabonakude i- Isiphetho: Destiny ku-e.tv, kanti manje usengumlingisi okhokhelwa kakhulu eNingizimu Afrika.

Imithombo ithi inkampani edidiyelayo, iBlack Brain Productions, iqale ukuxoxisana naye ezinyangeni ezintathu ezedlule, wacela ukuholelwa okungenani u-R200 000. Njengoba wayesengumlingisi okhokhelwa kakhulu ohlelweni lwakhe lwangaphambilini, i- The River, kuyawenza umqondo ukuthi athi ukukhushulelwa imali. Umdidiyeli walolu hlelo, uMandla N, uvumile ngoba bayazi ukuthi uzoheha ababukeli abaningi okusho ukuthi imali eningi kulesi siteshi izongena.

USindi uzodlala indima ebalulekile njengomlingisi ogama lakhe linguZanemvula, obukeka emuhle kodwa empeleni echwensa kakhulu. Isipiliyoni sakhe seminyaka engaphezu kwengu-20 ekulo mkhakha simenza abe wusizo olukhulu kulo mdlalo. UMandla N uzwakalise ukujabula ngokusebenza naye, kodwa akakwazanga ukuxoxa ngemininingwane yenkontileka yakhe.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme