UNgqongqoshe wezokuPhepha nokuXhumanisa uMphakathi eMpumalanga uJackie Macie ushaqekile ukuzwa ngokudlula emhlabeni kwabafundi abayisithupha abashone izolo (31 July 2024) engozini yomgwaqo. Abafundi abayisithupha bashone ngesikhathi ibhasi abebehamba ngalo lishayisana nesitimela emgwaqeni u-R104 ngaseMafube…
LUBUYELA ENKANTOLO OLWE-ANC NE-MK LOMBANGO WOPHAWU
INkantolo eNkulu yaseThekwini namuhla izolalela isicelo se-ANC sokuphikisa ukusetshenziswa kophawu loMkhonto weSizwe yi-MK Party. I-African National Congress (ANC) ilwela amalungelo akhethekile aleli gama empini eqale ngoMashi nonyaka. Iqembu lithi inselelo yalo yezomthetho…
BATHI ABUBONWA UBUNTU KWA-SABC KUXOSHWA INTATHELI
Abalandeli bezindaba zesizulu ezibukwa kumabonakude sebezwakalise ukungaphatheki kahle ngokuxoshwa komfundi wezidaba kulomsakazeli womphakathi. USakhiwo Sokhela kubikwa ukuthi wadidwa wuhlu lezinsuku zokungena kwakhe emsebenzini nokwenza wangangena emsebenzini ngesonto eledlule. USABC ube usumkhomba indlela…
UMALESELA UNESIFISO SOKUQEQESHA ISUNDOWNS
UDan Malesela udalule ukuthi angakwamukela ukuba yiphini lomqeqeshi eqenjini elifana neMamelodi Sundowns uma ithuba livela, egcizelela ukuthi akagxeki ukuqokwa kukaRomain Folz ngoba ubewugaqele lomsebenzi. UMalesela, obengasebenzi selokhu asuswa esihlalweni esishisayo yiBaroka ngesikhathi…
UZIMISELE UKUBUYISA ISITHUNZI SAKHE UPULE EBHOLENI LAKULELI
NJENGOBA eke wasebenza noGavin Hunt phambilini kuBidvest Wits, umdlali omusha weSuperSport United uVincent Pule unethemba lokuthi lo mqeqeshi uzophinde athole okungcono kakhulu kuyena. UPule ujoyine aMatsatsantsa a Pitori njengomdlali okhululekile ngemuva kokuhlukana…
UNTULI UKHIPHE INOMBOLO YOKUCEBA OMASPALA ABANGENZI KAHLE ESIFUNDAZWENI
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnuz Thami Ntuli, usexwayise izikhulu zikamasipala nezifundazwe ngokuthi ukuhlolwa kwamabhuku okuhlanzekile kuzoba yingxenye yazo zonke izivumelwano zokusebenza ngokuzayo. UNtuli uthi lokhu kuyadingeka ukuze kuthuthukiswe ukuhlinzekwa kwezidingo kubantu esifundazweni. Wethule inkulumo…
ISADTU IFUNA KUUQINISWE EZOKUPHEPHA EZIKOLENI ZAKULELI
Njengoba sekubhekwe ukuphepha ezikoleni kuleli sonto, izinyunyana zothisha KwaZulu-Natal zithi abafundi nothisha kumele bavikelwe kangcono. NgoMsombuluko, uthisha oneminyaka engu-46 ubudala wasesikoleni samabanga aphansi eNtuzuma udutshulwe wabulawa oshayasibhamu ababili kubuka abafundi bakhe. Ngalo…
KUTHOLAKALA IGCIWANE EMANZINI OTHUKELA
UMkhandlu uThukela usikhiphe isixwayo emphakathini ngegciwane elitholakale emanzini elibizwa nge Escherichia coli ( E.coli). Lelikhwelo libhekiswe kubantu abahlala eColenso, Winterton kanye nase Bergville. Leligciwane imvamisa liyaye livele ezilwaneni, kuzokhumbuleka ukuthi ezinsukwini kutholakale…
UGQUGQUZELA ABANTU ABASHA UKUTHI BAFAKE IZICELO ZOMSEBENZI UMEYA WASE ALFREDDUMA
UMeya wase Alfred Duma Local Cllr Zama Sibisi, uhambele umphakathi wase Peaceton izolo eyokwethula inkontileka under Cllr K.O. ezovuselela umgwaqo uAsphalt. Ethula inkulumo yakhe okaMahlase ugqugquzele abantu abasha ukuthi basebenzise ithuba elikhona…
BASOLA UBUTHAKATHI ABAZALI ABANTWANA BEFICA KUFAZWE OZUKA ESIKOLENI ELIMEHILL
Bakhathazekile abazali baselimehill High School eMnambithi emva kokuthi abantwana bethe befika izolo esikoleni bathola kufazweimali engozuka abamnyama isikole sonke. Kuthiwa abantwana nothisha bahlangatshezwe yilesi simo befika emasangweni esikole izolo nokube umzukuzuku kuzanywa…
KUME UKUFUNDA NOKUFUNDISA UMFUNDI EGWAZA OMUNYE ESKOLENI
Kubenengxabano phakathi kwabafundi basesikoleni iSihlahlasenkosi High School kwaNongoma eMusi eholele ekutheni omunye egwaze omunye wafa khona lapho izolo ekuseni. UThembelihle Zondi ugwazwe ngomunye umfundi ngemuva kokuqubuka kwengxabano egumbini lokufundela. Lomfundi ube esebaleka…
IKHANSELA LASETHOLENI NEMIDLALO EQOQA INTSHA EZITALADINI
Ikhansela LakuWard 34 ngaaphansi kukaMaspala i-Alfred Duma oThukela uMnumzane Mzuzwana Nkanyezi magasela Lithokozile ngendlela intsha yakuleward eyithokozele ngayo imidlalo ebeliyihlelile ngempelasonto. lemidlalo yebhola lezinyawo ibibandakanya amakilabhu angu-16 ezindawo ezingaphansi kwalewadi okuyindawo yaseTholeni,…