Njengoba i-African National Congress (ANC) ilungiselela umgubho wokugubha iminyaka engu-112 yasungulwa ezinkundleni zemidlalo eMbombela eMpumalanga ngoMgqibelo, umengameli wayo, uCyril Ramaphosa usebalule ezinye zezinto ezibalulekile ezizovela esitatimendeni saleli qembu sangoJanuwari 8. Lo mbuthano…
INKATHA NE EFF BAKOLODELANA NGOKUGCWALISA I MOSES MABHIDA
Ukhetho lalo nyaka luzokhipha umfana emadodeni. Amaqembu ezopolitiki aseqalile ethula imikhankaso yawo ezindaweni ezahlukene. Kuzoba ingqopha mlando kumaspala weTheku njengoba uzosingatha izinkumbi zabalandeli bamaqembu ezepolitiki amakhulu kuleli aphikisayo. i Economic Freedom Fighters…
INGABE IZINDLOVU EZINCANE ZIYOKWAZI YINI UKUTHI ZIQHUBEKE ZIQHWAKELE KWE YO NOMGWENYA REGIONAL LEAGUE?
Kuyosiphuka izidindi kulempelasonto ekundleni yezemidlalo yase (Estcourt Sec) Uma ngabe sekutholene phezulu osokhaya okuyi Young Elephant Kanye ne Ladysmith Juventus kwi midlalo ye NOMGWENYA REGIONAL LEAGUE. Okuyokwenza lomdlalo ukuthi udle ngokuhlabahlosa ukuthi…
LISAZIKHOTHA AMANXEBA IKHEHLA LASE BERGVILLE EMVA KOKUNGENA KOMPHEZULU EKHAYA
Licela usizo ikhehla laseZwelisha kwa Israel eBergville umkhulu uDumisani Mntambo oneminyaka engama- 80 emva kokuba angenelwa umphezulu ekhaya lakhe ngolwesithathu ntambama. Umkhulu ubehlala endlini eyodwa kaRondo okuyiwona umphazulu ovele wadlalela kawo. Usale…
IPHOYISA LIBANJWE OQOTSHENI LITHUTHA AMASAKA OMBILA NGEVENI
Uphiko lwamaphoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS) ngoLwesihlanu luveze ukuthi luphenya ngokusetshenziswa kweveni yamaphoyisa ukwenza izinto ezingahlangene nhlobo nomsebenzi wamaphoyisa. Isitatimende esikhishwe ngokhulumela amaphoyisa kuzwelonke, uBrigadier Athlenda Mathe, silandela i-video esisabalele ezinkundleni zokuxhumana, eveza…
KUXWAYISWA NGOBUNGOZI BOKUBA NGUMHUQA WEHUBBLY BUBBLY
Ochwepheshe bezempilo bachaze i-Hubbly Bubbly, njengombulali onganakekile kodwa oyingozi kakhulu kwabayisebenzisayo. Abantu abaningi batshelwa okungelona iqiniso ngobungozi bokusebenzisa leli payipi elidume kakhulu ezindaweni zobbumnandi kulezi zisuku. Owesilisa oneminyaka engu-30 ubudala waseMahikeng, eNorth…
IKHATHAZEKE NGAMABHIZINISI APHAZANYISWA YIZIKHUKHULA I-MK EMNAMBITHI
Iqembu elisanda kusungulwa UMkhonto Wesizwe Party oThukela ukhathazekile ngezikhukhula ezishaya ziphindelela edolobheni lase Mnambithi. Sekungunyaka wesithathu lo izokhukhula zilimaza osomabhizinisi nemizi yabantu abakhele idolobha lase Mnambithi. Umgqugquzeli weqembu eMnambithi uMnuz Nathi Mthethwa…
LUZO ZWELA USWAZI OLUTHOLWE I MOROKA SWALLOWS KWI PSL
Iqembu le Moroka Swallows osukwini lwayizolo litho le ukuqondiswa izigwegwe kwisigugu se PSL esibhekelele ukwenza lomsebenzi kwiziphulamthethwa ezifana nezinyoni. Iqembu le Swallows nyakenya ngo Zibandlela abadlali balo bakhetha ukuba bayidube eminye ye…
USIZI KUMINZA UMTWANA ONA-10 EYOKHA AMANZI ENDAWENI YASETHOLENI
Kuminze umtwana oneminyaka elishumi nje vo emfuleni iTholeni eyokha amanzi. Lo mtwana womfana wasendaweni yaseTholeni kuWard 34 ngaphansi kukamaspala i-Alfred Duma, kuthiwa ubeyokha amanzi ngoMsombuluko emini njengenjwayelo ngesikhathi eshelela ewela phakathi emanzini…
LIYAQULWA NAMUHLA ICALA LEZWE LAKWA ISRAEL ELIVULELWE YININGIZMU AFRICA NGEZIGAMEKO ZASEPALESTINE
Icala leNingizimu Afrika elivulele izwe lakwaIsrael lizoqulwa namuhla eNkantolo Yobulungisa Yamazwe Ngamazwe e-The Hague eNetherlands. INingizimu Afrika isole i-Israel ngeqhaza layo ekubulaweni kwabantu empini yayo neqembu lamaphekula asePalestine, iHamas. UNgqongqoshe wezoBulungiswa uRonald…
KUSEZA EZINYE FUTHI IZIMVULA KWAZULU NATALI
Njengoba kuqhubeka izinhlelo zokukhuculula izingxenye zeKwaZulu-Natal, kulindeleke imvula eningi endaweni esenyakatho yesifundazwe. ISouth African Weather Service (Saws) ikhiphe isivunguvungu esinamandla esiholele ekutheni kuhlanganiswe amathimba abhekelele izinhlekelele esifundazweni. Izeluleko zesimo sezulu zilindele ukuduma…
IQHUBEKILE NOKUBHACAZA IBAFANA NGAPHAMBI KWE MIDLALO EMQOKA YE AFCON
I bafana bafana ibidlala umdlalo wayo wokugcina nezwe lase Lesotho osukwini lwayizolo njengoba namuhla belifulathele elengabandi bebhekise amabombo ezwenikazi lase Ivory Coast ngaphambi komqhudelwano we AFCON.I bafana iqhubeke lapho yagcina khona ngenkathi…