Abameli bowesifazane waseNorth West osolwa ngokubulala umndeni wakhe ukuze akhokhelwe umshwalense baphikile ukuthi lomsolwa angahle enze amanye amacala ngesikhathi engaphandle ngebheyili. Abameli bakaSegomotsi Setshwatsho batshele iNkantolo yeMantshi yaseMmabatho ukuthi ikhasimende labo liyazi…
IHAMBA PHAMBILI IKZN KWABAKOPELE KWIZIVIVINYO ZAMATIKULETSHENI NYAKENYE
Namuhla iUMalusi ube nesithangami sabezindaba mayelana nokudedelwa kwemiphumela yabafundi bakamatikuletsheni bangi 2023. Okhulumela ezemfundo emazingeni aphansi uMnu Allaija Mhlanga uthe umnyango ukugunyazile ukukhishwa komphumela okuzokwenzeka ngolwesine nhlaka 18 January 2024. Yize kunjalo…
KONKE KUMI NGOMUMO NGOKUVULWA KWEZIKOLE KUSASA
Uqalile unyaka lokhu kusho nokuqala kokufunda kwabantwana ezikoleni , umbuzo obukhona ngowokuthi ngabe sezikulungele na izikole ukuba zivulwe ngemuva kwezibhicongo ezidalwe yizikhukhula kuleli. UMnyango wezemfundo kwaZulu-Natal usukhiphe isitatimende lapho uqinisekise ukuthi konke…
USIZI LUYAQHUBEKA: KUTAKULWE OMUNYE UMUNTU EDANYINI EMCITSHENI
Kuminze umtwana wesikole oneminyaka engu 17 ubudala endaweni yaseMcitsheni Ezakheni eMnambithi. Lomtwana, okuthiwa ubehamba nabanye abangani bakhe kanye noyedwa wakubo, banikele kuleli damu ngenhloso yokuyobhukuda njengoba ilanga likhipha umkhovu etsheni. Labantwana kuthiwa…
KUBE KHONA UKUKHALA KANYE NUKUGEDLA KWAMAZINYO KWEYOKUVULA KWE YE AFCON
Osokhaya okuyi Ivory Coast bawuqale kahle umqhudelwano we AFCON eqoqweni abakulona njengoba bekwazile ukuthi baqale nge win kwi Guinea_Bissau Ka 2_0. Cote d’Ivoire ibonise zisuka nje ukuthi izosebenza njengoba ngo mzuzu wesine…
UMLINGISI WASEMNAMBITHI USOLWA NGOKUHAHABEZA EBEBEHAMBELE INHLOLOKHONO ENEWCASTLE
Intokazi engumlingisi edabuka eMnambithi isithole ukugxekwa ezinkundleni zokuxhumana ngendlela ephathe ngayo abanye abalingisi ebebehambele inhlolokhono ebihlelwe yinkampani eyisebenzelayo. Inkampani ekhiqiza amafilimu kuleli iBlack Brain Pictures inomkhankaso wokuhambela amadolobha ehlukahlukene kuleli ithungatha abalingisi…
SEKUTHOLAKALE OMUNYE UMZIMBA UNTANTA EMFULENI IKLIPRIVER EMNAMBITHI
Sekutholakale omunye umzimba womuntu untanta emfuleni iKlipriver maduzane nedolobha umnambithi. Abantu abebedlula ngendlela babone into entantayo emanzini base basola ukuthi kungenzeka ukuthi kube ngumuntu. babe sebebikela amaphoyisa afika ngokushesha kanye nabosizo lokuqala….
UNDUNANKULU WAKWAZULU NATALI USEGXEKE UKWETHUKWA NOKUTHATHELWA PHANSI KWABESIMAME KWEZOKUXHUMANA
Ihhovisi likaNdunankulu waKwaZulu-Natali selikhiphe isitatimende emva kokuthola izincwadi eziningi licelwa ukuthi lubheke udaba lokudicilelwa phansi kwesithunzi sabesimame bakuleli ezinkundleni zokuxhumana. Lokhu kuza emva komsindo oke wabakhona enkundleni uFacebook obuphakathi kwabahleli bemicimbi abaziwayo…
URAMAPHOSA UNCOME I-ANC NGOMSEBENZI OMUHLE EWENZA KULELI
UMengameli we-African National Congress (ANC) uCyril Ramaphosa uthe enye yezinto ezinkulu ezizuzwe yiqembu elibusayo kule minyaka engu-30 edlule ukukhulisa isibalo sabantu abahola izibonelelo zezenhlalakahle ukuze kubhekwane nobubha. URamaphosa ubethula isitatimende se-ANC sikaJanuwari…
KUMINZE OWESILISA EZAKHENI EMNAMBITHI
Owesilisa olinganiselwa eminyakeni engu 25 uminzile washona edamini elise eZakheni eWhiteCity izolo. Lowesilisa ongowaseBergville kubikwa ukuthi ubefike ehambele umshado obukhona kuleya ndawo ube esehamba nabanye bayobhukuda kulelidamu okuthe uma sebekhona washelela etsheni…
UMASPALA I-ALFRED DUMA UTHEMBISE UKULUNGISA UMGWAQO NGOKUSHESHA
Umasipala wase-Alfred Duma uthi ukulungiswa kwemigwaqo kuzohamba phambili emizamweni yabo yokubuyisela isimo eMnambithi. Lokhu kuza ngemuva kokuthi izimvula ezinamandla ezinsukwini ezimbalwa ezedlule zidale umonakalo kwingqalasizinda eningi. Inqwaba yemindeni kudingeke ukuthi ikhishwe ezindlini…
I-GFSA ITHI IZOLUNGISA AMAPHUTHA ENZIWE AMANYE AMAQEMBU KUBANTU BAKULELI
Sekwethulwe elinye iqembu lezepolitiki elibizwa ngeGap Fixers of South Africa (GFSA). Ithi izongenela ukhetho oluzayo. I-GFSA ibe nesithangami sabezindaba eMhlanga, enyakatho yeTheku, namuhla lapho yethule khona nobuholi bayo. iGap Fixers of South…