Iziboshwa ezingaphezu kuka-200 ziphumelele ngamalengiso ezivivinyweni zazo zeSitifiketi sikamatikuletsheni Sikazwelonke sango-2023. Lokhu kuvezwe nguNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo uNkk Angie Motshekga ngesikhathi ememezela imiphumela ka-matric ka-2023 ngoLwesine kusihlwa. UMotshekga uthe zingu-137 kwezingu-147 iziboshwa ezisezikhungweni…
IKWAZULU NATALI IZISHAYE ZONKE IZIFUNDAZWE NGENANI LABAPHASE NGO-DISTINCTION
Isifundazwe saKwaZulu-Natal sikhiqize isibalo esiphezulu sabafundi abaphase ngoDistinction kuleli, sidlula iWestern Cape. Lokhu kuvele embikweni wezobuchwepheshe owethulwe nguMqondisi-Jikelele wezeMfundo, uMnuz Mathanzima Mweli, ngoLwesine, othe lesi sifundazwe sithole amamaki aphezulu kwiTechnical Maths. UMweli…
UFUNA IZIMPENDULO NGEBHULOHO LIKA 30 MILLION UMPHAKATHI WASEZWELISHA
Umphakathi wase Zwelisha eMtshezi uthi ufuna izimpendulo ngebhuloho uD69 Klein Boesman River elakhiwa ngemali engu 30 million ngonyaka ka 2018 kuze kube manje alikaze laphela futhi akekho umuntu obachazelayo ngalo. Lomphakathi uthi…
“ISANGOMA” KWELOKUBULALA NOKUCWIYA UMZIMBA WENTOMBAZANE ENA-18
Amaphoyisa aseBotlokwa esifundazweni sase Limpopo ngoLwesithathu, Januwari 17 abophe indoda eneminyaka engu-30 ubudala ezibiza ngesangoma ohlobene nokubulawa kukaModjadji Niccol Thoka, 18, esigodini saseMokomene. Isidumbu sikaThoka satholwa ngomhlaka-8 Januwari 2024, eMokomene, esigodini saseGa-Thoka….
UNDUNANKULU UNCOME UMSEBENZI WABEZEZINHLEKELELE KWAZULU NATALI
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uNkk Nomusa Dube-Ncube, uncome amathimba abhekelele izinhlekelele kanye noMnyango wezeMfundo esifundazweni ngendlela abasabela ngayo emthelela wezimvula ezinamandla ezihlasele iningi lesifundazwe. ISouth African Weather Service (SAWS) ngaphambilini ikhiphe isexwayiso sezulu elibi…
BAGILE IZIMANGA ABEBEFUNDA EZIKOLENI EZIZIMELE KUMATIKULETSHENI WANYAKENYE
Igile izimanga i-Indipendant Examination Board (i-IEB) okuyibhodi elibhekelele ukuhlolwa kwezikole ezizimele kuleli ezuze izinga lokuphasa lilonke lama-98.46% ezivivinyweni ezivivinyweni zikamatikuletsheni ka-2023. Izinga lokuphasa lingaphezudlwana kwezinga lokuphasa leNSC lango-2022 elingu-98.42%. Esitatimendeni, ibhodi lithi…
IMEYA YEMUKELE UHLU LWEZIKHALO ZOMPHAKATHI
Ibe impumelelo imashi ebise Mnambhithi osukwini lwanamuhla ebikade ihlelwe yinhlangano eyaziwa ngokuthi Ladysmith Civic Association, bebambisane namalunga omphakathi aku ward 20 okuyi ndawo yase Accaciavale Kanye no somabhizinisi bendawo. Lemashi isukele Settlers…
IMEYA YETHULE USONKONTILEKA OZOKWAKHELA ABADAYISI BASE ILLING ROAD IZINDAWO ZOKUSEBENZA.
Umaspala i-Alfred Duma wethule usonkontileka ozokwakha izindawo zokusebenza zabadayisi basemgwaqeni eRenke ese illing Road eMnambithi. Imeya yaloMaspala UKhansela Zama Sibisi ihambisana neKhansela laseWard 10 uMnumzane Xolani Mngadi kanye nezinye izikhulu zikaMaspala, bavakashele…
KUCHITHEKE ILAHLE KUSHAYISANA IZITIMELA EMPANGENI
Abasebenzi bazama ukususa izitimela ezimbili eziphume emzileni esigamekweni esenzeke ngaphandle kwaseRichards Bay, kusho isitatimende sikaTransnet ngoMsombuluko. Lokhu kuphazamiseka kuza njengoba iTransnet izabalaza ukwenza ngcono ukusebenza kwayo, ikakhulukazi kulayini othutha amalahle esuka ezimayini…
ABESIFAZANE BE-ANC BAPHUME UMKHANKASO WOKUHLANZA IZIKOLE EMNAMBITHI
Ngemuva kwezimvula ezinamandla ezishiye idolobha nezindawo ezakhelene no Mnambithi zikhahlamezekile kulama holidi esibuya kuwona, abesifazane be-African National Congress Woman’s league (ANCWL) eJosiah Gumede Region engxenyeni yase-Alfrend Duma namuhla babe nohlelo lokuhlanza izikole…
UCELA USIZO LWE WHEELCHAIR OWESIFAZANE WASE BERGVILLE
UNosiphiwe Khumalo ona (37) wase-Oliviershoek, eBergville ngaphansi kuka-ward 08 kuMasipala wasoKhahlamba ucela usizo emphakathi. UNosiphiwe elandisa iphephandaba uzichaze kanje ” ngingumuntu okhubazekile yize kunjalo angisiye umuntu ovilaphayo kangangoba ngike ngabamba iqhaza kwi-ward…
IBAFANA BAFANA IZIMISELE NGOKUKUDLA “IMALI” NAMUHLA
IBafana Bafana izoqala umkhankaso wayo kanobhutshuzwayo we-Africa Cup of Nations (Afcon) uma isidudulana neMali e-Amadou Gon Coulibaly Stadium, eKorhogo, e-Ivory Coast, ngoLwesibili ngehora leshumi ebusuku. IBafana kuzofanele bakhombise ukuzimisela ukuze bakwazi ukushaya…