Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

IQHUBEKILE NOKUBHACAZA IBAFANA NGAPHAMBI KWE MIDLALO EMQOKA YE AFCON

Posted on 11 January 2024

I bafana bafana ibidlala umdlalo wayo wokugcina nezwe lase Lesotho osukwini lwayizolo njengoba namuhla belifulathele elengabandi bebhekise amabombo ezwenikazi lase Ivory Coast ngaphambi komqhudelwano we AFCON.
I bafana iqhubeke lapho yagcina khona ngenkathi bedlala nezwe lase Rwanda ngokungaliboni ipali ukuthi lingaphi njengoba osukwini lwayizolo bedlale ngokulingana 0_0 nezwe lase Lesotho.
Cishe bese kuphele iminyaka 3 yonke lamazwe agcina ukubhekana njengoba bagcina ukuhlangana ngo nyaka Ka 2021 kwi midlalo ye Casafa cup nalapho okwanqoba khona ibafana ngo 4_0.
Ibafana iqale ngo Veli Mothwa ezintini kwathi emuva yafaka Nkosinathi Sibisi endaweni Ka Mvala njengoba yena esalindele ukuzwa ngo dokotela be qembu ukuthi agibele yini endizeni njengoba enokuthinteka.
Ibafana akukho okutheni ekwenzile ngesiwombe so kuqala njengoba kubonakale umnyakazo owodwa nje vo Ka Makgopa lapho eshaye khona ipali Kanti u Mothwa yena ubezifundela iphephandaba ngesiwombe so kuqala.

Umqeqeshi uzenzile izingunquko ngesiwombe sesibile njengoba ebanikezile abadlali abafana no Zakhele Lepasa, katlego Mashego, Nyiko Mobbie, Thabang Monare Kanye nonozonti u Ricardo Goss bonke balitholile ithuba kodwa kwanhlanga zimuka nomoya ekutheni kuqhamuke igoli.

Ezika Bross seziyothembela emkhulekweni ekutheni ayoqhamuka amagoli ngesonto elizayo Uma ngabe sebebhekene nezwe lase Mali kumqhudelwano we. AFCON.
Lamazwe azotholana phezulu kumdlalo wabo wokuqala ngo Lwesibili lwango 16 kwe phezulu ngo 10 ebusuku kwi kundla yezemidlilo eyaziwa ngokuthi at the Stade Amadou Gou Coulibaly.

Recent Posts

  • ABEZIMOBA BAFUNA UHULUMENI AKHIPHE INTELA KUSHUKELA
  • “LOYA BEKUWUMHLANGANO WONTAMO-LUKHUNI WOKUBUKELA PHANSI ABANTU ABAMNYAMA” – MALEMA
  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme