Ubonga uDr Nkosi omsize enkingeni abesebhekene nayo isikhathi eside uNtando Mhlongo.
UMhlongo uthi ubonga akaphezi ngothando kanye nosizo alunikwe yisibhedlela iLarvena eMnambithi.
‘ Ngibonga, abaphathi, abasebenzi ikakhulukazi uDokotela Nkosi ngabakwenzile kimi mangikusho nje lokhu uDr Nkosi uyingelosi evela ezulwini, njengamanje sengibuyelwe ukuzethemba sengizokwazi ukuba ngumzali oqotho ngeseke indodana yami ngiphinde ngifezekisa amaphupho ami okuba ngumlimi’.
‘ Ngithe uma ngivuka angikholwanga sengibona sengisuswe lomthwalo ngiyabonga kakhulu uthando abantu abangibonise lona’ kuphetha yena.
Siyabonga Ntando kudokotela and all other stakeholders who partake in the process kanye namaprayers izwe lonke ikakhulukazi ezinkudleni zokuxhuma la ebesethulelwa khona ukusuka nokuhlala ngesimo sakho,siyabonga.
Ngiyamdinga u Dr nkosi azongisizela umfowethu I’m at mpumalanga nelspruit
Syambonga uNkulunkulu ngothando olungaka waletha iThuleleni TV eympiLweni zabantu baseSAπΏπ¦Sengath uhlelo lwabo lungakhula ludlondlobale emhlabeni wonke jikelele,syabonga Dr Nkosi nethimba lakho God bless you guyz ππnabobonke abanye abafake isandla ππππ sengath angalulama kahle uNtando πππππππ
Saphakamisa okukhulu ukubonga bonke ababambe iqhaza ukuhlenha impilo ka Ntando Mhlongo UJehova anibusise nonke bafwethu ngokuhlenga impilo kaNtando
Syakbongela Bhebhe siphinde sibonge isbhedlela ngesikwenzile okuhle kodwa
Siyambongela kakhulu umfwethu ukuthi nkulunkulu ukwazile ukumkhumbula walithola usizo
Unkulunkulu sengathi angamgcina u Dr NT Nkosi aqhubeke a mnike inhliziyo yokuzithoba.siyabonga Ngo Ntando u Thixo aze akugcine.ingabe isabuya lento.
Syabonga ku doctor othe wathinteka mebona muntu omnyama ehlukumezekile nkulunkulu amandisele doctor kwethu syabonga kakhulu
Doctor Nkosi a samaritaan indeed
Siyabonga Kakhulu Dr Nkosi akwenzele Ntando angagcini akwenze nakwabanye together with all Laverna Hospital Stuff kuze kufike ku management yakhona, unkulunkulu anibusise
Bhebhe mfew2 inkosi ikwandisele banti basemzansi izandla zidlula ikhanda β₯οΈ syabonga ngo Ntando sathandana isizwe
Syabonga ngo dokotela u nkosi ozikhandlile nngokuksindisa impilo ka ntando mhlongo inkosi ikubusise
Bhuti wami ngiyakubongela usizo olutholile kumphakathi wonke wase southi Africa ngphinde ngkubongele naku DR Nkosi uyaz lobubunzima obuphila ngaphansi kwakho bekunzima kakhulu bengfikelwa zinyembezi mangkubula
Syabonga kudokotela uNkosi ngokuhlenga uNtando kwande nakwithimba lonke elibe nesandla unkulunkulu anibusise ngothando kokusiza abantu ningabheke lutho ππ
To God alone be all the Glory!
Sibonga asiqedi kumphakathi wase South Africa Dr Nkosi uthixo awupheli njalo lenhliziyo o nayo uwusizo okukhulu ku Ntando impilo yakhe yonke ngeke akulibale syabonga
Siyabonga Makhedama siyisizwe esimnyama siyabadinga abafana nawe ,nenze omkhulu umsebenzi nethimba lakho ,thixo akwandisele izinsuku aphe ngisho isizukulwana ingcebo
Syabonga kakhulu Dr nkosi.. Umuntu umuntu ngabantu… Soze sakukhohlwa Siya sizwe esinsundu.. Sithy nje ukwanda kwaliwa umthakathy.. JEHOVA AKWANDISELEEE
Umnambithi awumncinyane ngenxa yeqhaza Elilkhulu elibanjwe Dr Nkosi Kanye nabasizi bakhe nesibhedlela LA Verna. Mkhulu uyamangalisa umsebenzi owenziwe kuNtando Mhlongo, lokhu kwenza bonke abesilisa bavuleleke ekusizweni ezinkingeni ababhekene nazo zokuhlelwa kwemindeni. Kwande Mphazima…
Imisebenzi kaSimakade iyamangalisa .Siyabonga naku Dr Nkosi nethimba lonke abebambisene nalo , uSimakade aqhubeke njalo aniphumelelise . Ndodana obusenkingeni , UMBONGE NJALO USIMAKADE , UNGAKHOHLWA IMISEBENZI YAKHE YONKE YOMUSA πππππππππ
siybonga njomane ujehova mkhulu akahlulwa yilutho sibonge Dr nkosi ujehova ambusise amncine njalo mkhulu umsebenzi awenzil
sibonga Thuleleni ovumbulule usizi lukaNtando walubeka obala lwathinta izinhliziyo zabantu abaningi.
Sibonga Dr Nkosi okhumbule izwi elithi asithwalisane imithwalo.
Lastly sibonga uSnakade okugcine kwaze kwaba la Ntando uvuke uhambe ngokuqapha
Ngibongela uNtando ngosizo alufumane esibhedlela saseMnambithi. Engifisela iThuleleni TV nxa bekungenzeka ukuthi ama Foundations akhona noma Osama Business baxhase ngokuba bayithengele itransport yokuthi iqhubeke isize abantu base South Africa abangenabo abantu ababasizayo kakhulu ngokwezimali. Angimshiyi ngaphandle uDr Nkosi nethimba lonke ebe lisizana naye ngithi iNkosi ibabusise ibandisele izinsuku zokuphila.
Unkulunkulu emuhle ngazikhathi zonke ngizwa ngathi ubunzima busuke kimi Syabonga izandla namehlo nemigqondo yenze konke kwayimpumeleo
All the best Ntando
Siyabonga bafo n nakudokotela Nkosi. Kanti abanye odokotela bakufundelaphi ubudokotela? N kungakuhle ukuba ma oyedwa ehlangabezana nengxaki, abike esgungwini sodokotela, behlaeiye udaba baphume nesixazululo.
Siyabonga Dlamini! Uze uludlulisele emkhandlwini yodokotela ulwazi onalo kungabi olwakho wedwa.