Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

UFUNA KUBHEKISISWE INDABA YABOKUFIKA UNDUNANKULU WAKWAZULU-NATALI

Posted on 17 June 2025

Undunankulu waKwaZulu-Natali umnumzane Thami Ntuli, uthi kufuneka ibhekwe kabusha indaba yabokufika kuleli.

UHulumeni wesiFundazwe saKwaZulu-Natali ubambe uMgubho woSuku lweNtsha eNyuvesi yaseZululand, ngaphansi kwendikimba ethi, “Amakhono omhlaba oguqukayo – ukufukula intsha ukuze ibambe iqhaza elibonakalayo kwezomnotho”.
Ngesikhathi ethula inkulumo yakhe yosuku, uNdunankulu uThamsanqa Ntuli ukubeke kwacaca ukuthi kumele kube khona okwenziwayo ngodaba oluthinta abokufika. UNtuli uthe kunesikole kulesi sifundazwe esinabantwana abacishe bafike engxenyeni yesikole abazalwa abokufika. Uphinde wabalula ukuthi mhlawumbe sekuyisikhathi sokuthi mhlawumbe uma uya emtholampilo, sekufanele uphathe ipasi ukuze kubonakale ukuthi ongowakuleli yini. UNdunakulu uqhube wathi, njengamanje umnyango wezempilo nowezemfundo uthwele kanzima kwezezimali, kodwa futhi kufanele ubhekelle nabantu bokufika kuyo lemali engekho.

Ube esehlaba ikhlwelo lokuthi kube nenkulumo mpikiswano ngalolu daba.


Leave a Reply Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Recent Posts

  • USENKINGENI UMDLALI WEKAIZER CHIEFS OKWELETA U-SARS UR6.1 MILLION
  • UZOLALISA OKWENGANE NAMUHLA OPHUNYULE KWELIKATHABO BESTER NOMAGUDUMANA
  • UFUNA KUBHEKISISWE INDABA YABOKUFIKA UNDUNANKULU WAKWAZULU-NATALI
  • USEZOKWAZI UKUKHIPHA UMCULO FUTHI USIPHOKAZI EMVA KOKUVALELEKA NGAHANDLE ENDIMENI IMINYAKA
  • UVELE ENKANTOLO UNKOSIKAZI OSOLWA NGOKUBULALA UMYENI NGENXA YOMSHWALENSE

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • June 2025
  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme