Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

LUZO ZWELA USWAZI OLUTHOLWE I MOROKA SWALLOWS KWI PSL

Posted on 12 January 2024

Iqembu le Moroka Swallows osukwini lwayizolo litho le ukuqondiswa izigwegwe kwisigugu se PSL esibhekelele ukwenza lomsebenzi kwiziphulamthethwa ezifana nezinyoni.

Iqembu le Swallows nyakenya ngo Zibandlela abadlali balo bakhetha ukuba bayidube eminye ye midlalo yabo ye league ngoba nakhu bezama ukundlulisa ulaka lwabo lokungatholi ama bonus abo okuphela konyaka. Lokhu bakwenza ngokuthi bengayi ekundleni ukuyodlala imidlalo yabo emibili okwakumele bebhekane ne qembu le Golden Arows Kanye ne Mamelodi Sundown, Kanti ngaphambi kokuba bakwenze lokhu bake bacengwa Umqeqeshi weqembu ukuba baye enkundleni beyodlala ne Super Sport nalapho bona babengazimisele nhlobo ukuba bawudlale loyo mdlalo abagcina beguqile kuwona ngamabili kwe lilodwa.

Loyo ongumshushisi we PSL umnu Zola Majavu ukuqinisekisile ukuthi iqembu lezinyoni lilivumile icala ababhekana nalo base bethola isigwebo Sabo njengoba behlawuliswe isigidi Sama Randi R1 000
000 kodwa yalengiswa enye elinganiselwa ezikulungwaneni eziyisithupha Sama Randi R600 000 iminyaka emibili, asigcinanga lapho isigwebo Sabo njengoba bephinde baphucwa ama phuzu amathathu Umdlalo ngamunye kanjalo nomuphumela oyaye utholakale Kuba ngu 3_0 Umdlalo ngamunye. Kuthiwa lemali kumele bayikhokhe ngoku khulu ukuphazima kweso Kanye nezindleko zecala ezilinganiselwa kwi samba sezinkulungwane zama khulu amabili amarandi R200 000.

Luzozwela kakhulu ke lolu Swazi olutholwe iqembu le Swallows Uma ubheka isimo somnotho we qembu njengoba no mphathi we qembu umnu David Mogashoa ake wakuveze nyakenya ukuthi Uma bengabatholi abaxhasi ngokushesha bayophoqeleka ukuba balidayise iqembu nokungakacaci ukuthi bayabathola yini abaxhasi noma cha.

Umdlalo wabo olandelayo uyoze ube ngo mhlaka 13 ku nhlolanja ngenxa ye midlalo ye CAF, nalapho bezobhekana khona ne Capetown City.

Recent Posts

  • ABEZIMOBA BAFUNA UHULUMENI AKHIPHE INTELA KUSHUKELA
  • “LOYA BEKUWUMHLANGANO WONTAMO-LUKHUNI WOKUBUKELA PHANSI ABANTU ABAMNYAMA” – MALEMA
  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme