Kufufusa isiteleka uqala nje unyaka esikhungweni semfundo ephakeme EMnambithi TVET College ekhampasini yaseZakheni. Lesi sikhungo esisigcemeni sakwa-A Ezakheni sivamile ukuba nezingqinamba ezithinta ukubhaliswa kwabafundi njalo uma kuqala unyaka. Kulokhu ke ngathi inkinga…
UMZINYATHI UZISHAYA ISIFUBA NGOHLELO LWE EPWP ENQUTHU
Umqondisi woMnyango waZemisebenzi Yomphakathi ohlelweni lwe-Extended Public Works Programme (EPWP) akawuvali umlomo ebabaza ikhono nokuzimisela kwabaqeqeshwa uMasipala wesiFunda uMzinyathi ohlelweni EPWP eNquthu.UMqondisi Nondumiso Mahlaba ngesikhathi eyohlola ukuthi EPWP eMzinyathi Iqhuba kanjani uvakashele…
UBROSS UKUQINISEKISILE UKULIMALA KWESITOBHA SEBAFANA KOWoKULUNGISELELA I-AFCON
Umqeqeshi we Bafana Bafana umnu Hugo Bross Namuhla ukuqinisekisile ukuthi umdlali wakhe wase muva uMothobi Mvala odlalela iMamelodi Sundown ube nokushayeke edolweni ngaphambi komdlalo wabo Wokugcina nezwe lase Lesotho, njengoba ngo Lwesine…
NGEKE I-ANC IWISWE OMICKEY MOUSE NODONALD DUCK BAMAQEMBU – RAMAPHOSA
“Laba abacabanga ukuthi i-ANC ingapheshulwa iphela kanjalo nje, bayaphupha ngoba ngeke kwenzeke. Amaphupho nje,” lawa ngamazwi kaMongameli we-ANC izolo emgubheni waleliqembu wokuqeda iminyaka engo 112 yabakhona. URamaphosa uncome i-ANC ngobuholi bayo “obungenakuqhathaniswa”…
ASIKHO ISIKOLE ESVUMELEKE UKUPHOQA ABAZALI UKUTHI BATHENGE KUPHI UMFANISWANO
Isikhathi sokuqala konyaka abazali abaningi bagasela ezitolo lapho bethengela khona abantwana izinto zesikole njengo belungisela ukuvula kwezikole. Ngakolunye uhlangothi kunalabo azulelwa ngmakhanda ngoba bayalelwa ukuba bathenge ezikoleni, okanye bakhonjwe ezitolo ezithile ezisebenzisana…
ZIVALE UMGWAQO IZIKHUKHULA EMNAMBITHI
Imvula egasele izolo ebusuku idale izikhukhula, amanzi agcwala phakathi edolobheni eMnambithi. Umgwaqo uLyell street nokungomunye wemigwaqo ematasa kakhulu esetshenziswa izimoto ukungena nokuphuma edolobheni eMnambithi uphazamisekile kanye nerenke elikhulu elingase Boxer livaliwe. Amatekisi…
UMKHONTO WESIZWE UBAMBE U FISHI OMKHULU KAKHONGOLOSE E-ALFRED DUMA
OweyeyiMeya kamaspala I-Alfred Duma uMnumzane Vincent Madlala owaziwa njengesinye sezishoshovu zika Khongolose ubonakele emihlanganweni yeMK eyehlukene kulempelasonto. USishi uphinde wabonakala futhu nasemcimbini weMK obuse Newcastle izolo obuhanjelwe iloyo owayenguMengameli wezwe uMnuz Jacob…
ZIMUSHUBELE UMENGAMELI WE APEMO OKHAHLAMBA
Kuhlukenwe phakathi ngodaba lokuxoshwa kongumengameli we-Apemo aphinde abe yiMeya yomkhandlu Okhahlamba, uMnuz Vikizitha Mlotshwa. UMnu Balushi Mmakau ozibize ngonobhala jikelele we-APEMO uthi umlotshwa wamiswa eqenjini ngenyanga eyedlule ngenxa yokubandakanyeka emacaleni okufaka kuwona…
IXOLISE NGESILUNGU INTSHEBE ENGUKINI NGOKUHLAMBALAZA ABESIMAME
Isibhale isitatimende ngolwimi lwesilungu insizwa yaseNseleni engumlingisi nonontanda kubukwa uKini Shandu. Ushandu ulale kabuhlungu izolo zimnetha enkundleni yokuxhumana uFacebook emva kokusolwa ngokudicilela isithunzi sabantu besimame phansi. Lensizwa enemibono edume ngamahlaya kulenkundla izidonsele…
SEKUQUBUKE IMPI YAMAZWI PHAKATHI KUKA JACINTA NGOBESE NOKINI SHANDU
Iyaqina impi yamazwi ezinkundleni zokuxhumana phakathi komsakazi wesiteshi somsakazo esizinze ethekwini iVuma FM uJacinta Ngobese naloyo owake waba ngumsakazi kanjalo nomethuli wezinhlelo kumabonakude uKini Shandu. Abazazi kahle bathi indaba iqalwe nguXolani Mcineka…
IHHOVISI LIPHIKA EZOKUGULA KUKARAMAPHOSA
Emva kokuvela kwemibiko ezinkundleni zokuxhumana ethi uMengameli Cyril Ramaphosa ungeniswe esibhedlela samasosha ePitoli, ihhovisi likaMengameli liyaziphika lezi zinsolo. Lokhu kuza ngemuva kokuthi umkhulumeli we-ANC kuzwelonke, uMahlengi Bhengu-Motsiri, ememezele ukuthi uRamaphosa ukuchithile ukubonakala…
KUXWAYISWA ABAFUNDI ABAZOBHEKA IZINDAWO ZOKUHLALA EFREE STATE
AMAPHOYISA aseFree State asenxuse abazali ukuthi baqaphe ngeso lokhozi izindawo zokuhlala zabafundi ezingombombayi nezikhungo zemfundo ephakeme njengoba kusondela unyaka omusha wokufunda. “Sinxusa abazali ukuthi baqaphele izindawo zokuhlala mbumbulu ezitholakala ngocingo nange-internet kuphela….