Kuhlomule imindeni engamakhulu amabili(200) ohlelweni lika thisha omkhulu weskole iMangcengeza high school esiseMatiwane. Uthisha omkhulu wesikole saseMatiwane iMangcengeza high school uMnu Nkosenhle Makhubo kanjalo nobuholi besikole nobomphakathi badlulise amaphasela okudla kanye nemifaniswano…
Category: Izindaba Zomphakathi
KUGWAZWE OWESIMAME NGEBHODLELA PHAMBI KWENGANE YAKHE
Kumuncu endaweni yaseVubamasi eMgungundlovu njengoba izakhamuzi zazisethukile ngokubulawa kukaThulisile Zuma. NgeSonto ekuseni, uZuma uhlangabezane nesiphetho esibuhlungu sempilo yakhe phambi kwengane yakhe, okusolakala ukuthi kwenziwe umuntu wesilisa abesondelene naye kakhulu. Umsolwa kubikwa ukuthi…
ITHOLAKELE INGANE OBEKUBIKWE UKUTHI IDUKILE
UNoxolo Ntuli waseShowe nobegcwele ezinkundleni zokuxhumana kuleli kubikwa ukuthi waduka mhlaka 2 february 2024 eshowe ephuma esikoleni sekuvele ukuthi ukhona. kunenkulumo eqoshiwe evele namuhla ekuseni lapho kubonakala owesifazane ozibize ngo Mbongi ongumama…
UTHOLAKALE EMANZINI UMZIMBA WODUKE ENGOZINI EMTSHEZI
Ugcine utholakele umzimba walowo obedukile kulandela ingozi inyantisa igazi eyenzeke eMtshezingomgqibelo ebusuku. Lengozi yayiphakathi kwe truck Kanye netikisi, kwalimala abane kwathi oyedwa wangatholakala ngosuku lwesigameko nokwaholela ekutheni kubizwe ithimba labatakuli abagcine bekwazile…
IMEYA YASE ALFRED DUMA ITHI IZOVULWA NGONGQONGQOSHE BENKATHA I-INDOOR SPORTS COMPLEX EMVA KOKHETHO.
UMengameli we Nkatha Freedom Party(IFP) uVelenkosini Hlabisa ube sohambeni losoku lonke kwisifunda uThukela, loluhambo luqale e Watersmeet ehholo lomphakathi eZimbuzini lwadlulela oKhahlamba ehholo lomphakathi eTabhane waluvala eMtshezi eWembezi. UMeya kamaspala i-Alfred Duma…
UBIG FISH UBONGA UMDALI NGEMPILO EMVA KOKUDUNWA “NGAMAPHOYISA” EGOLI
Umakadebona womculi weGospel uSipho Makhabane ubonga ukuthi uyaphila ngemuva kokuthi oshayasibhamu bembambe inkunzi base bemduna imoto erobhothini enkabeni yeGoli. Odume ngelikaBig Fish, utshele UThukela News Times ukuthi uvele wathula ngesikhathi kuma imoto…
UMBALULA UHAMBELE INDAWO EYAYIDUME NGEZIMPI ZEZI NGODI KWAZULU-NATAL
Abengaphezu kwazikulungwane ezilishumi nanhlanu 15 000 amalunga nabathandi be African National Congress (ANC) eNkosi Bhambatha Region abahambele umbuthano weqembu obuse Msinga. Inkundla yezemidlalo i-Mzisho Sport Stadium ibigcwele abalandeli be ANC abaqhamuka ngaphansi…
KUKHULEKELWE IZIGAMEKO EZINGEZINHLE EZIHLASELE INDAWO YASEMNAMBITHI
Amabandla ehlukahlukene ahlanganyele ndawonye namhlanje ngaphansi komkhuleko wokulwisana nezigameko ezingezinhle ezihlasele indawo yaseMnambithi kanye nesifunda uThukela lonke. Lokhukhulela ngoqo wenkonzo obuhlelwe yihhovisi likaNdunankulu wesifundazwe iKwaZulu-Natal ubambisene nomasipala Uthukela, ububanjelwe eMnambithi elokishini laseSteadville…
INJABULO KWIMINDENI IHLOMULA NGAMA FOOD PARCEL E-ALFRED DUMA
Babalelwa emakhulwini amabili namashumi amathathu nesishiyagalombili abahlomule ngenkathi uMeya Cllr Zama Sibisi wase AlfredDuma namakhansela bahambele kuma ward ahlukene eMnambithi ukuyolula isandla kwimndeni eyakhanyezwa zikhukhula ekupheleni konyaka owedlule. Abebeyingxenye amalunga omphakathi ahlomulile…
UHLOMUKA UVAKASHELE EST-CHADS PRIMARY NGAPHANSI KOHLELO LWAKHE LWEKHUMBULA EKHAYA
Liya ngokufezeka iphupho lika Ngqongqoshe wezokuthutha nokuphepha KwaZulu-Natal uMnuz Sipho Hlomuka lokuhambela zonke izikole zasoThukela. Namuhla izikole ezimbili ngaphansi kwasifunda uThukela zihlomule ngemifaniswano kanye nezicathula ohlelweni lukaNgqongqoshe uSipho Hlomuka lika Khumbulekhaya. Kanti…
KUBOSHWE ISIKHULU SIKAMASPALA ESIKWELETA UGESI ONGAPHEZU KUKA-R200 000
KUBOSHWE isikhulu sikamasipala waKwaZulu-Natal ngemuva kwezinsolo zokusebenzisa isikhundla saso sikamasipala ngokuphindelela ukubuyisela ugesi ngemuva kokunqanyulwa izikhathi eziningi. UMbeko Nzimande, 44, oyisikhulu soMnyango wezokuXhumana kumasipala wesifunda uMgungundlovu, uboshwe ngoLwesibili ekuseni. Okhulumela amaphoyisa esifundazweni,…
SEBEZOPHUZA AMANZI AHLANZEKILE ABASE NDUNWANA E BERGVILLE
Umphakathi wase Bergville e Ndunwana ujabule wahluleka ukuzibamba uMeya wasoThukela ethula ingqala sizinda yamanzi kulendawo. Namahla iMeya kaMaspala uThukela Inkosi Ntandoyenkosi Shabalala nobuholi basoThukela kanye nabamele uMaspala wasoKhahlamba bebungaze umsebenzi wokudluliselwa kwamanzi…