Isiphenduke umlotha iBushman’s Nek Berg and Trout Resort ngase-Underberg KwaZulu-Natal ngenxa yomlilo wequbula oqale entabeni yoKhahlamba ngoLwesine ebusuku. Lokhu kuvezwe ngusihlalo weFirst Group, uStuart Lamont kuFacebook. ULamont uthi indawo yokungcebeleka inomshwalense owanele…
KUSHISWE AMALOLI AMAHLANU EMTUBATUBA BEKHALA NGOKUNQAMUKA KUKAGESI
Amaphoyisa aphenya amacala okucekela phansi impahla kanye nodlame emphakathini ngemuva kokushiswa kwamaloli amahlanu ngaseMtubatuba enyakatho neKZN. Kubikwa ukuthi abantu bakule ndawo, abakhungathekile ngenxa yokunqamuka kukagesi, batheleke emigwaqeni yaseMfekaye ngoLwesine ebusuku. Okhulumela amaphoyisa…
UNTULI UFUNA KUFAKWE AMACAMERA EZIKOLENI ZASE-KZN
UNDUNANKULU waseKZN, uMnuz Thami Ntuli, usephakamise emnyangweni wezeMfundo esifundazweni ukuthi kufakwe amakhamera ezikoleni ezisengcupheni yobugebengu. Ngenyanga edlule kwabulawa uthisha waseNtuzuma phambi kwabafundi bakhe. UNdunankulu uthi imiphakathi nayo ineqhaza okufanele ilibambe ekuvikeleni izikole,…
UMASPALA UPHIKA IZINSOLO ZOKUBEKELA UNKOSIKAZI WEKHANSELA ISIKHUNDLA ESIPHEZULU
Kunamahlebezi abelokhu evela ukuthi Kumaspala inkosi Langalibalele kunesikhala esibekelwe umfelokazi wekhansela elashona. Lesi sikhala somsebenzi kuthiwa sinomhlomulo ongu R500 000 ngonyaka. Azishwashwathayo bathi uma uke wakhombisa ukusifuna lesi sikhundla uthola ukusatshiswa. IMenenja…
KUSHISWE UMUZI OBEKUQASHE KHONA OSOLWA NGOKUBULALA INGANE.
Kushe kwangqongqa umuzi obekuhlala kuwo uLindo Mhlongo obhekene necala lokuthumba, ukudlwengula kanye nokubulala ngokuklinya uZanokuhle Khumalo(7) endaweni yaseDumisani Makhaye Village eMhlathuze eMpangeni. Umsolwa kuthiwa wabulala lengane maqede wayifaka ngaphansi kombhede wabe esefona…
IBONGE UKUBAMBISANA IMEYA KAMASPALA WASOKHAHLAMBA BETHOLA UMBIKO WEZIMALI ONGENAGCOBHO
Usuphinde wahlonishwa ngumcwaningi mabhuku okwe shumi iminyaka ilandelana umaspala waso Khahlamba ngokuthola umbiko ongenagcobho ngokwezezimali Umenenja kamaspala waso Khahlamba uMnuz Nkosingiphile Malinga uthi umaspala wasoKhahlamba uthi bazizwe bejabule kakhulu ngoba kukhombisa ukuwuhlonipha…
ISIGULI SIHLASELE ONESI ESIBHEDLELA EMPANGENI
I-Medical Intern kanye Nonesi Bahlaselwe Isiguli esibhedlela sase-KZN Kumanje bathola ukwelulekwa ngokwengqondo udokotela oqeqeshelwa umsebenzi kanye nonesi abagwazwe yisiguli esigula ngengqondo esibhedlela saseNgwelezane, eMpangeni, enyakatho yeKwaZulu-Natal. IDemocratic Nursing Organisation of South Africa…
AKASEKHO EMHLABENI OWADUMA KURHYTHM CITY
Umakadebona womlingisi wethelevishini uConnie Chiume udlule emhlabeni eneminyaka engu-72 ubudala. Umndeni uqinisekise izindaba zokudlula kwakhe emhlabeni ekhasini lakhe elisemthethweni le-Instagram. “Umndeni wakwaChiume uyazisola ukunazisa ngokudlula emhlabeni komlingisi ohlonishwa umhlaba wonke uConnie Chiume….
UBALELWA KU R20 MILLION UMONAKALO ODALWE UMLILO KWAZULU NATAL NGONTULIKAZI
NgoJulayi kuphela, abezicishamlilo KwaZulu-Natal babhekane nemililo elinganiselwa ku-600, njengoba kubika iKwaZulu-Natal Fire Protection Association. “Asikaze sizibone izimo ezifana nalezi eminyakeni emihlanu kuya kweyisithupha edlule, njengoba komile futhi kufudumele,” kusho uSimon Thomas walo…
UMLISA WASENELSPRUIT UDUBULE UMKAKHE MAQEDE WASE EZIDUBULA NAYE
NELSPRUIT – IBamba likaKhomishana wamaPhoyisa eMpumalanga, uMajor General (Dkt) Zeph Mkhwanazi udangele ngesigameko esinyantisayo esenzeke ekuseni ngoLwesibili, 06 August 2024, Kabokweni, ngaphandle nje kweWhite River. “Siphatheke kabi kakhulu ngombiko walesi sigameko esibuhlungu,”…
KUTHUNGATHWA ABASOLWA ABEBEZAMA UKUBAMBA IMOTO YEMALI EMELMOTH
Amaphoyisa athungatha okungenani izigebengu eziyishumi nambili okusolakala ukuthi bezizama ukuduna imoto yemali izolo elkuseni ngoMsombuluko.Onogada ababili abebephelezela imoto yemali bahlaselwe balinyazwa besendaweni yaseNdundulu eMelmoth. Kuqhume isibhamu phakathi konogada nabasolwa, kwasala onogada ababili…
U-SASSA USEMISE ISIBONELELO SABANTWANA ABANE ABALAXAZWA NGUNINA
ISouth African Social Security Agency isikumisile ukukhokhelwa kwesibonelelo sikahulumeni kowesifazane waKwaZulu-Natal osolwa ngokulaxaza izingane zakhe ezine. Laba bafana abaneminyaka ephakathi kuka-10 no-16 bathathwe ngomakhelwane oThulini kuMasipala waseMvoti. Okwamanje akwaziwa ukuthi izingane zasala…