Kusuke esinothuli esikoleni samabanga aphansi iMatshidiso eKatlehong eGoli ngenkathi kugasela uMfundisi owaziwa ngelika Mbhoro eyolanda abazukulu bakhe. Kuvela ukuthi imindeni emibili okungumndeni wakwa Mostoeneng nowakubo mama wezingane( ongasekho emhlabeni) basembangweni wezingane. Ekhuluma…
USENKINGENI UNINA WENGANE KA- MTHANDENI KUVELA I-VOICE NOTE “EKHUMBULA IGCOKAMA”
Usengcupheni umendo womama wengane womculi kaMaskandi uMthandeni “Igcokama Elisha” Manqele. Lokhu kulandela ukuthi umkhwenyana wakhe wezinkomo owaziwa ngoMsoco ebambe izithombe zalowesifazane enqunu abezithumela uMthandeni yize sebahlukana. Kubikwa ukuthi UMama kaMpumpu okungumama wengane…
OWASOTHUKELA UDLULELE KOWAMANQAMU KUMA-OLYMPIC EPARIS
Ababili beQembu laseNingizimu Afrika baphumelele ukungena kowandulela owamanqamu emjahweni wamamitha angama-400 wabesilisa wokuphindaphinda ngemuva kokuqeda okokuqala emidlalweni yawo eyahlukene. ULythe Pillay noZakithi Nene ongowaseMnambithi sebedlulele emzuliswaneni olandelayo futhi bazobe bebanga indawo kowamanqamu…
KUBOSHWE ABABILI NGECALA LOKUGWAZA OWESIFAZANE ENXANXATHELENI YEZITOLO
Abesilisa ababoshwe ngecala lokubulala owesifazane enxanxatheleni yezitolo eMhlanga bazovela enkantolo ngoLwesibili. Umsolwa, 30, ugwazwe washona endaweni yokupaka izimoto eduzane nerenki yamatekisi eGateway Theatre of Shopping ngeSonto. “Imibiko iveza ukuthi isisulu nabasolwa baba…
SEKUTHOLAKALE ABANYE ABABILI ABANESIFO SE M-POX KWAZULU-NATAL
Iziphathimandla zezempilo zinxusa ukuthi umphakathi uqaphe njalo njengoba sekuqinisekisiwe amanye amacala amabili e-Mpox e-KZN naseGauteng. UMnyango uthe owesilisa, 36, ungeniswe esibhedlela saseThekwini ezinsukwini ezimbalwa ezedlule ngemuva kokuba nezimpawu. Icala laseGauteng lithinta umfana…
UHLABISA UKUBIZE NGEHABA UKUBATSHAZWA KOKUSETSHENZISWA KUKA R44 MILLION KWIZIMBIZO ZIKAMENGAMELI
UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu uVelenkosini Hlabisa usephendule lapho egxekwa khona umphakathi ngokuthi imicimbi kaMengameli Cyril Ramaphosa yezimbizo ibiyizindleko ezingenazithelo futhi ezimoshayo. UHlabisa udalule ukuthi le micimbi idle abakhokhi bentela u-R44 million…
ININGI LEMPAHLA ENGEKHO EMTHETHWENI ETHATHWA EMAJELE UMA KUNEMIKHANKASO YOKUKHUCULULA LUBUYELA KHONA FUTHI EJELE – SAPOHR
ISouth African Prisoners Organisation ithi izinto ezitholakala eziboshweni emajele ezingekho emthethweni emva kokugasela kwamaphoysa kuseshwa, kungenze zibuyele futhi phakathi emajele. UMiles Bhudu, okhulumela iSAPOHR ubuze ukuthi kwenzakalani ngalempahla uma isithathiwe.. “Akukaze kuvezwe,…
KUBOSHWE ABABILI NGAMACALA OKUTHUMBA NOKUSHUSHUMBISA ABANTU EGOLI
Bangu-90 abokufika base-Ethiopia abangenazo izincwadi okusolakala ukuthi bavalelwe ngaphandle kwemvume yabo, bahlengwe ngesikhathi amaphoyisa enza umkhankaso eGoli.Ithimba eliyisipesheli belithungatha isisulu sokuthunjwa ngesikhathi liphinde lathola abantu bokufika abangenazo izincwadi abatholwe bevalelwe, futhi bepakishwe…
UJALI UTHI KUMSIZILE UKUJOYINA IQEMBU LANGAKUBO ICHIPPA UNITED
UMDLALI wasesiswini weChippa United, u-Andile Jali, uyavuma ukuthi indlela adla ngayo kwakhe seyishintshile selokhu asuka eGoli waya e-Eastern Cape. Ujali uthi eGoli ubephila kakhulu ngokudla okubizwa okusheshayo lokhu okubizwa ngamaTake-Aways nobekumdalela izinkinga…
KUGWAZWE KWALIMALA OWESIFAZANE EBANJWA INKUNZI EFELWE YIMOTO
Uphiko lwezokwelashwa kanye nezimo eziphuthumayo eKZNVIP bathunyelwe endaweni yesigameko kuM41 uma ubheke ngasePhoenix KwaZulu-Natal izolo ebusuku lapho kwatholakala khona ukuthi ngesikhathi owesifazane esendleleni ufelwe yimoto abehamba ngayo wase wama elinde ukuthi kufike…
UMKHWANAZI UKHALA NGEZIGEBENGU EZIPHILA BUTHEBELELE EMAJELE
Kubanjwe iSocial Crime Prevention Summit namuhlanje eOlive Convention Center eThekwini. Bekuhlangene zonke izinhlaka ezithintekayo ukubhunga ngodaba lobugebengu kulesifundazwe bese beqhamuka nezisombululo. Kwezinye zezinto abagxile kuzo kubalwa ukuphazanyiswa kokuqhubeka kokwakhiwa kwezingqala sizinda, udlame…
BATHOKOZELE IBHULOHO ELISHA ENKUNZI
UMeya kamaspala iAlfred Duma ucllr Zama Sibisi izolo uhambele indawo yaseNkunzi ukuyokwethula ngokusemthethweni ibhuloho. Lelibhuloho lacelwa ngumphakathi ngesikhathi somjikelezo weIDP ukhala ngezingqinamba obhekana nazo uma kuna imvula. USibisi uphinde wethula izinhlelo ezizolethwa…