Kuphazamiseke ukuhamba kwezimonto ngenxa yengozi ebandakanya iloli elithwala utshwala ne-Ambulensi kuN11 ejikeni laase-Elandslaagte eMnambithi, abantu bagijime bayotapa utshwala obebuthe chithi saka emgwaqeni. Amaphoyisa afikile ukuyolawula isimo kanti akekho okubikwa ukuthi ulimele kulengozi.
UTHI NGEKE IBEKEZELELWE INKOHLAKALO EMAPHOYISENI UNGQONGQOSHE
UNgqongqoshe wamaPhoyisa, uMnuz Senzo Mchunu, uyaluphawula ngokukhathazeka nokudumala udaba lwenkohlakalo ethinta amalungu ombutho wamaphoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS). Icala lakamuva elithinta amaphoyisa amane ophiko lweCrime Intelligence, ehambisana nesisebenzi saseFirst National Bank (FNB) kanye…
IVALWE THANQA IMBONI YAKWA-COCA COLA KUQUBUKA UMLILO
Izolo ebusuku kuqubuke umlilo efemini yakwaCoca-Cola, eGauteng, okudale ukuthi izimoto eziningi zithungeleke ngomlilo. Amaqembu e-Fidelity SecureFire afika ngokushesha futhi asebenza kanzima ukunqanda umlilo ukuthi ungabhebhetheki. Ngesikhathi ithimba lifika endaweni yesigameko, lifice izimoto…
MUHLE UMTHELELA WEMIDLALO YASEZIKHOLENI KWABEBEHAMBELE AMA OLYMPIC KULELI
Namuhla kulindleke ukuthi uNgqongqoshe wezemidlalo kuleli uMnu Gayton Mckenzie ahambele esikhumulweni sezindiza ukuyokwamukela ithimba ebelihambele ama Olympic eParis. Ithimba lakuleli liqoqe izindondo eziyisithuba nokungumphumela omuhle kakhulu uma siqhathanisa nokwenzeka eTokio bebuya nezimbili…
BASHAYE BACHITHA NESIZUMBULU SEMALI ABALISA ABABAMBE IMOTO YEMALI NGASENDWEDWE
Abekho abantu abalimele ababikiwe ngemuva kokuthi abasolwa abebehlome beyizingovolo bebambe inkunzi imoto yemali eCottonlands eNdwedwe – KZN. I-Reaction Unit South Africa (RUSA) ithole izingcingo eziningi ezivela kubahlali ababika ukuqhuma kwesibhamu okukhulu maduzane…
UMNGQITHI UJABULELE UKUSAYINISA ISIBABULI SOMDLALI WESTELLENBOSCH
Umqeqeshi we Mamelodi Sundown u Manqoba Mngqithi uziqinisekisile izindaba zokuthi sebemutholile umgadli ongalibheki ipali kuleli (Iqraam Rayners) obuya kwi Stellenbosch nathe bajabule kakhulu ngokuba naye. Umngqithi lezi zindaba uziqinisekise izolo ngemva komdlalo…
UDJ ZINHLE UQOQE IZINDONDO EZININGI KOWEZINDONDO WABESIFAZANE
Uma kukhulunywa ngokusebenza kanzima nokuzimisela, uTyla noDJ Zinhle bathathwa njengabanamandla. Emklomelweni wesithathu weBasadi in Music Awards (BIMAs) obungempelasonto eJohannesburg Theatre eGoli, kuqhamuke uTyla noNtombezinhle Jiyane odume ngelikaDJ Zinhle njengabawine kakhulu. Bobabili laba…
UMCHUNU UZIMISELE UKUTHOLA IQINISO NGENKAMBI “YAMASOTSHA” EBISESIFUNDAZWENI SASEMPUMALANGA
UNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu uthe uzibophezele ekudaluleni inhloso yangempela yesikhungo okusolakala ukuthi siqeqeshelwa izibhamu epulazini eliseModimolle. Ngesonto eledlule, ithimba lezinhlaka ezahlukene, okuhlanganisa noKlebe, ligasele epulazini, okuholele ekutheni kutholwe futhi kuthathwe izikhali nezinhlamvu…
KULIMALE ABATHATHU ENGOZNI EBANDAKANYA IPOLO
Abasebenzi bakwa-EMS baseMidlands bathunyelwe ku-R617 phakathi kweMerrivale neMpophomeni kulandela ukushayisana kwezimoto ezintatha zanamuhla. Ngesikhathi befika kutholwe ukuthi izimoto ezimbili zishayisene kwalimala kabi abantu abathathu, okuhlanganisa ingane eneminyaka engu-7 ubudala kanye nengane eneminyaka…
SEKUSUNGULWE UPHENYO NGOKUDUTSHULWA KWAMAPHOYISA ESESITESHINI SAWO ERICHMND
Sekuqalwe uphenyo ngesigameko sokudubula esiteshini samaphoyisa eKZN. Kubikwa ukuthi owesilisa ungene esiteshini samaphoyisa eRichmond ngempelasonto ethi udinga usizo. Amaphoyisa athi lomlisa wephuce elinye lamaphoyisa isibhamu somsebenzi lingazelele kwasuka isidumo kwadutshulwa iphoyisa lesifazane….
BACELA UMPHAKATHI UBAMBISANE ABASIFAZANE BETEAM SUGAR KULIWE NOBUGEBENGU ENEWCASTLE.
Azohlela ukhukhulelangoqo we mashi amalunga abasifazane be Team Sugar South Africa ukulwisane nobugebengu e Newcastle. Laba besifazane bebenomgubho wenyanga yebasifazane eMadadeni lapha abasifazane abaningi bekhale khona ngobugebengu oludla lubi eNewcastle ikakhulukazi khona…
IGCINE ISITHEMBISO EYASENZA E-ZCC I-NFP EMTSHEZI
Umholi weqembu i-National Freedom Party (NFP) uMnuz Irvin Barnes kanjalo nobuholi baleqembu kuzwe lonke uvakashele ibandla le-Zulu Congregational Church eMtshezi kwaBhekuzulu. UBarnes ubeyogcina isithembiso asenza kulelibandla ngaphambi kokhetho lukazwe lonke lapho abathembisa…