Umcimbi wezindondo, ama-Crown Gospel Music Awards, uzoqhubeka ngoNovemba, nakuba umhleli wawo uZanele Mbokazi (52) eseshonile ngoMsombuluko ekuseni ngenxa yomdlavuza wamaphaphu. UZanele ubesematasa elungiselela lo mcimbi, futhi kubikwa ukuthi wawuhlelwe ukuba ubuyelwe eKwaZulu-Natal…
OSAZIWAYO BABONGE IMPILO NEGALELO LIKAZANELE MBOKAZI KULELI
Abefundisi, osomabhizinisi, kanye nosaziwayo bebelokhu betheleka emzini womculi nomhleli wamaCrown Gospel Music Awards, uZanele Mbokazi, eLa-Mercy, bezobonga ngomsebenzi wakhe emculweni wokholo. UZanele ushone ngoMsombuluko ekuseni ngemuva kokulwa nesifo somdlavuza wamaphaphu, isifo esaveza…
USIZI KUSHONA UBABA WEKHAYA KUQEDA KUFIKA ISIDUMBU SENDODANA EBIGWAZIWE
Ugqemeke engeqiwa ntwala umndeni wakwaNyathi eSonyongwane, eMzimkhulu, ngemuva kokushona kukababa uMnuz Bhekithemba Nyathi (64) ebona isidumbu sendodana yakhe uMnuz Swelihle Nyathi (27) obezongcwatshwa. USwelihle obesebenza njengonogada eFree State ugwazwe washona ngesikhathi exabana…
UDUMA WETHULE IZINHLELO ZOKUQINISA EZOKUPHEPHA EMGWAQENI EKZN
UNgqongqoshe wezokuThutha nokuHlaliswa kwaBantu, uMnuz Siboniso Duma, uhole umbuthano wamaphoyisa omgwaqo asanda kuqeqeshwa ngaphandle kwesiShayamthetho saKwaZulu-Natali ngesikhathi eveza izinhlelo ezinqala zokuqinisa umthetho esifundazweni. Ekhuluma ngesikhathi ethula inkulumo yesabelomali, uDuma ugcizelele isidingo sokuvuselela…
ZIVALELWE AMANZI IZIKOLE ZASEMGUNGUNDLOVU NGENXA YESIKWELETU SOKA R32 MILLION
UMasipala woMsunduzi eKwaZulu-Natal unciphise usizo lwamanzi ezikoleni ezingu-23 zaseMgungundlovu ngenxa yesikweletu esingaphezu kuka-R32 million. Umasipala uthi uMnyango wezeMfundo akaphendulanga ezazisweni zokunqanyulwa kokuxhumana kwamanzi ezikoleni. UMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal, ophawulwe uMnuz Muzi Mahlambi, uthe…
UMALEMA UZOCHAZA NGEZINSOLO ZOKUHOXA KUKA SHIVHAMBU EQENJINI LE-EFF
Umholi we-Economic Freedom Fighters (EFF), uJulius Malema, uzokhuluma nabezindaba ngoLwesine ntambama emhlanganweni ophuthumayo njengoba kunezindaba zokuthi isekela lakhe, uFloyd Shivambu, uselihoxile eqenjini. Izindaba zangoLwesine ekuseni zithi uShivambu, osebe yiPhini likaMalema kusukela kwasungulwa…
KUBOSHWE ABATHATHU BETHOLWA NEZIMVU ZOKWEBIWA EVILLIERS ZIGCWELE ITEKISI
Kuboshwe amadoda amathathu ngemuva kokuthi kubanjwe itekisi ebilayishe izimvu ezebiwe ngaseVilliers, ngenxa yemizamo ehlangene yamaphoyisa, abalimi bendawo kanye nonogada abazimele. Lesi sigameko senzeka mhla ziyi-14 kuNcwaba wezi-2024, ngesikhathi amaphoyisa elunywa indlebe ngemoto…
ININGIZIMU AFRICA IZOSHESHISA UHLELO LOKUTHENGA IMISHANGUZO YE M-POX
UMnyango Wezempilo umemezele izinhlelo zokusheshisa ukuthengwa kwemithi yokugoma kanye nokwelapha i-mpox, kulandela isimemezelo se-African Union sokuqubuka kwalesi sifo njengesimo esiphuthumayo sezempilo yomphakathi. Lesi simemezelo siza ngesikhathi inhlangano yezempilo emhlabeni iWorld Health Organisation…
BAKHALA NGESABELOMALI ESINCANE OTHISA BASE KZN ABANGASEBENZI
Iqeqebana lothisha abangasebenzi KwaZulu-Natal lisigxekile isabelomali soMnyango wezeMfundo. NgoLwesibili, uNgqongqoshe wezeMfundo, uMnuz Sipho Hlomuka, uveze imininingwane yesabelomali somnyango esicela ku-R63 billion esiShayamthetho sesifundazwe. UHlomuka uthe u-80% wesabelomali uzosetshenziselwa ukunxeshezelwa kwabasebenzi. UNgqongqoshe uveze…
ISIFO IMONKEY POX SESIFAKWE NGAPHANSI KWEZIMO EZIPHUTHUMAYO
Inhlangano yezempilo ye-African Union, i-Africa Centres for Disease Control and Prevention (Africa CDC), imemezele isimo esiphuthumayo sezempilo yomphakathi ngoLwesibili ngenxa yokubhebhetheka kwesifo esiqubukayo ezwenikazi lonke. Lokhu kuphawula ukusetshenziswa kokuqala kwamandla ezokuphepha ezwekazi…
KUTHOLAKALE OKUSHAQISAYO NGEZIMPAHLA ZEZITOLO EZITHANDWA KAKHULU ZA-ONLINE
ISeoul authorities isithole ukuthi izitolo ezithandwa kakhulu zaOnline okungu Shein, Temu kanye ne AliExpress zinezimpahla eziningi ezingahambisani nemigomo yezempilo futhi azingakulungele ukugqokwa ngabantu. Kutholakale izicathulo zakwa Shein ziqukethe ikhemikhali eyaziwa ngokuthi iphithalates…
KUSHONE ABANTWANA ABATHATHU EMVA KOKUDLA USHEVU ESIKOLENI
Umphakathi wase Evaton ukhathazekile ngokushona kwabantwana abathathu bomndeni owodwa okusolakala ukuthi badle ubuthi obuthize besesikoleni i-Evaton Primary School. Okhulumela isigungu sesikole uthi abatwana uthi abantwana bafike sebevele sebenezimpawu zokugula. Othisha kanye nabantwana…