Amaphoyisa eseGoli abophe umlisa wase Zambia esikhumulweni sezindiza iOR Tambo izolo ngamacala ahlukene okuthumba kuleli. Amaphoyisa asola ukuthi lona wesilisa umbandakanya ekuthunjweni kosomabhizinisi abahlukene. Okhulumela amaphoyisa u Brigadier Athlenda Mathe uthi umsolwa…
UMANTASHE UQINISE IDOLO UKHONGOLOSE WASE JOSIAH GUMEDE NGEMIPHUMELA YOKHETHO KAZWELONKE.
Ubuholi be African Natiol Congress (ANC) obuholwa umengameli uMnuz Cyril Ramaphosa buhambele isifundazwe ikwaZulu-Natal kulempelasonto. Umengameli we ANC uMnuz Ramaphosa yena ubehambele eMoses Mabhida Region eMgungundlovu kanye nethimba lakhe. Kanti kwisifunda I-Josiah…
IPirates Nezinselelo Yokubuyisa Igama Kwimidlalo YeCaf Champions League
Abadlali be-Orlando Pirates bazophuma izithende kulandela umnqamulajuqu wokulungiselela imidlalo yeConfederation of African Football (Caf) njengoba beqala uhambo lweChampions League namuhla ngesonto. EZimnyama zifuna ukuqhubeka nokwengeza inkanyezi ejezini labo elihloniphekile ngokuphinda iphumelele isicoco…
KUSHONE ABANE ENGOZINI EBANDAKANYE ISITIMELA.
Bane abashone engozini yesitimela neBakkie eyenzeke ngasePostmasburg eNorthern Cape. Abe Railway Safety Regulator bathi akukho okutholakalanga nkinga ngasohlangothini lwesitimela kodwa kutholakale ukuthi umshayeli weBakkie uye wasitheka esithwa zihlahla eziseceleni kwalapho besonqamula khona…
UNiehaus noMkhwebane Baphika Amahlebezi Okuhamba Okulandela UShivambu
Izigameko zakamuva zibe nomthelela ekukhuleni kwamahlebezi okuthi abanye abasekeli bakaJacob Zuma bazoshiya i-EFF. Kodwa-ke, osopolitikii ababalulekile abanjengoMnuz Carl Niehaus no-Advocate Busisiwe Mkhwebane baphike bama ngentaba ukuthi bazolandela uMnuz Floyd Shivambu, obeyiphini likamengameli…
Amaphoyisa KwaZulu-Natal Athungatha Abasolwa Ngokubulawa Kwamadoda Ayisithupha eMlazi
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal asendaweni yaseMlaza, eThekwini, athungatha abasolwa abadubule babulala amadoda ayisithupha esigcemeni saseV6 ngoMgqibelo ebusuku. Lokhu kulandela isigameko esikhulu sokudubula okwenzeke ngesikhathi abagilwa behleli ngaphandle emqashweni wabo bephuza, beshaya imikhulumiswano. Ngokwemibiko, amadoda…
KUBOSHWE ABASOLWA ABANE BEZAMA UKUBAMBA IMOTO YEMALI EMPUMALANGA
Abomthetho baseMpumalanga bathathe igxathu elibalulekile empini eqhubekayo yokulwa nokugetshengwa kweCash-In-Transit (CIT), njengoba kuboshwe abasolwa abane eVosman ngoMgqibelo, 17 August 2024. Abasolwa, abaneminyaka ephakathi kuka-30 no-49, baboshwe kulandela umkhankaso odidiyelwe obandakanya amathimba ezobunhloli…
KUSHAYISANE INQWABA YEZIMOTO KU-N3 KWALIMALA ABANGU 14
Abasebenzi bakwa-EMS baseMidlands baphendule engozini yokushayisana kwezimoto eziningi ku-N3 ku-Market Road. Lesi sigameko senzeke ekuseni kwanamuhla, esibandakanya izimoto eziningi, okuhlanganisa namatekisi, nokuholele ekuphazamisekeni okukhulu kwezimoto. Ngesikhathi befika abezimo eziphuthumayo bathole indawo yesigameko…
UMqeqeshi wethu omusha akanankinga nokushaya izitayela – Vilakazi
Umdlali osemncane weKaizer Chiefs, uMfundo Vilakazi, usanda kuveza lokho akutshelwe umqeqeshi uNasreddine Nabi mayelana nokushaya izitayela enkundleni. Lokhu kuza ngemuva komsindo omkhulu ezinkundleni zokuxhumana, ngemva kokuthi uVilakazi enze izitayela ngesikhathi iChiefs ibhekene…
Indida kuqondana imicimbi kamaskandi emikhulukazi eKZN
Ngo-Okthoba 5, kuzoba umcimbi omkhulu emculweni kamaskandi lapho uSifanele “Mzukulu” Zulu waKwaCeza noKhuzani “Gatsheni” Ndlovu wasoPhongolo bezoba nemicimbi yabo ehlukene, okuholele ekutheni abantu bazibuze ukuthi kungani imicimbi yabo iqondane ngosuku olufanayo. UGatsheni,…
Bakhala ngokuvalelwa ngaphandle omakhenikha baseMnambithi kwakhiwa izindawo zokusebenzela
Omakhenikha abasebenzela e Renke yama tekisi e Illing Road bafisa ukuba nomhlangano nomeya kamaspala wase Alfred Duma Umnuz Zama Sibisi. Labomakhenikha bakhala ngokuvaleleka ngaphandle ohlelweni lokwakhiwa kwezindlu zosomabhizinisi abancane abasebenzela eMnambithi. Bathi…
Intokozo kumama waseRosbom iMeya imlethela mathupha ugandaganda ozolima ingadi yakhe
UMeya woMkhandlu iAlfredDuma uKhansela Zama Sibisi ehambisana nabasebenzi bakwaMasipala namhlanje uhambise ugandaganda endaweni yaseRosboom ukuyosiza uMama ukaMazibuko Mchunu owafaka isicelo sokulekelelwa ukuze ezokwazi ukulima ingadi yakhe yamazambane. OkaMahlase ukwenza nje lokhu, usaqhubeka…