Sekube nokwesaba kubazali ngemuva kwemibiko yokutholakala kwabantwana abaneminyaka elinganisewa kweyisithupha nelishumi nane ebhasini ebelisuka eMidrand liya eKimberly ngoLwesibili. Kuzokhumbuleka ukuthi emavikini adlule kubikwe ngabantwana abebegcwele ama bhasi besuswa eZimbabwe bengeniswa kuleli kanti…
INKATHA IFUNA KUBUYEKEZWE EYOMLAWULI OTHUKELA OLUCWILE EZIKWELETINI.
Iqembu iNkatha Freedom Party ibambisane ne DA babambe isithangami sabezindaba ngolwesihlanu eMhlanga eThekwini nalapho bebezoveza ezakamuva ngokubambisana kwabo ekuhambiseni izidingo emphakathini abawuholayo. INkatha ngokuphawula kuka sihlalo waleliqembu esifundazweni iKwaZulu-Natal Mnu Thami Ntuli…
BAYINGQIMUZE YAKHALA NGAMAJAJI INKABI
IHlula Dlala Promotions izolo isethulele umdlalo wosaziwayo wesibhakela e-Olive Convetion Center eThekwini lapho bekuqhathwe khona uBig Zulu ongumculi we Afro pop odabuka eBergville kanye no Phumlani Njilo ongusomabhizinisi wase wasePietermaritzburg. UBig Zulu…
UMNYANDMGO WEZOKUTHUTHA KWAZULU-NATAL UYAQHUBEKA NOKUQINISA EZOKUPHEPHA EMGWAQENI YAKULESI SIFUNDAZWE
Kusukela kuqala inyanga kaZibandlela umnyango wezokuthutha utshale amaphoyisa omgwaqo kuyo yonke imigwaqo yalesi sifundazwe ukuqinisa ezokuphepha kulamaholidi kaDecemba. Loluhlelo libonakala lithela izithelo njengoba kuze kube manje sekuboshe abashayeli bezimoto ababalelwa ku 241…
USHAMPENI WOTHUKELA UTHI UMPHAKATHI AWULWISANE NAMA BLESSER
UNgqongqoshe wezemfundo kwaZulu-Natal uNkk Mbali Frazer osukwini lwayizolo ugubhe usuku iWorld Aids kanye nezinsuku aziyishumi nesithupha zokulwisana nokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane endaweni yaseHlathikhulu eMtshezi. Ungqongqoshe ukwenze lokhu ngaphansi kwesikhundla sakhe sokuba ngushampeni wesifunda…
USEQOKIWE OZOTHATHA ESOBUKHOSI KWABUTHELEZI
Ngemuva kokukhothama kweNkosi yakwaPhindangene ngoMandulo kulonyaka iNkosi Mangosuthu Buthelezi nokwashiya lesizwe singenayo iNkosi kepha kunalowo obambile, Umndeni wakwaButhelezi ube usuhlela umhlangano ukuze bezoqoka lowo ozohola isizwe sakwaButhelezi. Kubikwa ukuthi zonke izindlu ebezikhona…
LIBOPHELE IZINGWAZI IDILI LOMCULO ISOCIAL LINK EMNAMBITHI
Intaka ibekelwe amazolo namhlanje emcimbini omkhulukazi abantu baseMnambithi abawulindele ngamehlo abomvu ohlanganise izingwazi zomculo kuleli. Lomcimbi ozobanjelwa esikhumulweni sezindiza kulelidolobha ngoMgqibelo mhlaka 9 kuDisemba, kulindeleke ukuthi uhehe izinkumbi zabantu abaqhamuka ezindaweni ezakhele…
UTHATHELE UMSHWALENSE AMALUNGU ANGU-58 OWESIFAZANE OBOSHELWE UKUBULALA ABANTWANA BAKHE
U-Agnes Setshwantsho, obhekene necala lokwakha itulo lokubulala izihlobo zakhe ukuze akhokhelwe umshwalense ubuyele eNkantolo yeMantshi yaseMolopo kuleli viki ngongoLwesibili lapho kuqhubeka ukulalelwa kwesicelo sakhe sebheyili. Lo wesifazane oneminyaka engu-49 ubudala waseMahikeng eNorth…
KWEMBULWA KWEMBESWA KUZAHARA ONENKINGA YESIBINDI
Sekubonwa ngokusa kumculi we-Afro Pop wakuleli osekuphele iviki lonke esegumbini labagula kakhulu esibhedlela. UBulelwa Mkutukana owaziwa kakhulu endimeni yezomculo ngelikaZahara, ungeniswe esibhedlela ngeviki eledlule emva kokuhlatshwa ukugula. Umndeni wakhe uye waqinisekisa lokhu…
UPHUCWE ESOBUKAPUTENI EHLULWA UTSHWALA OWE KAIZER CHIEFS
Unozinti we Kaizer Chiefs uItumeleng Khune usemisiwe eqenjini, Lokhu kwenzeka ngemuva kokuthi kuqubuke izinsolo zokuthi wafika ejimini eNaturena egice utshwala. IKaizer Chiefs iqhuba uphenyo lwangaphakathi ngaloludaba lalonozinti ibe isinquma ukumumisa yamephucwa nezimendlela…
SIZOKWEHLA ISIBALO SABAZOXHASWA NGU NSFAS
Isikhwama soxhaso lwabafundi kuleli singenye yezikhungo ezikhungethwe yizinkinga ezingabonakali zisombululeka maduze. Lesi sikhwama sabafundi sizothola imali eyehliswe ngo R13.7 Billion yokuxhasa abafundi kulonyaka ozayo lokhu kuvele ngemuva kokuba umgcini mafa ekhiphe uhla…
USHUKELA TWALA UTHI I-EFF KUMELE IXOLISE KUYE NGOKUMXOSHA
Umongameli we Economic Freedom Fighters(EFF) uJulius Malema ngesonto eledlule emhlanganweni weqembu obuse Mgungundlovu, waveza ukuthi bafuna Inkatha Freedom Party iphume kumaspala wase Newcastle. Lomholi wabe esejuba Iphini lakhe uFloyd Shivambu esidlangalaleni ukuba…